WEBVTT

00:08.208 --> 00:09.541
‪[kudlala u-"Qula Kwedini"]

01:04.125 --> 01:05.291
‪[ngesiZulu] Bomama.

01:05.791 --> 01:06.958
‪Kusalungile lana?

01:07.041 --> 01:08.416
‪Yebo, kuhamba kahle.

01:08.500 --> 01:10.958
‪Hhayi-ke, senizongitshela ke
‪makukhona okushodayo.

01:11.041 --> 01:12.166
‪Kulungile, sizokwenza.

01:12.250 --> 01:13.625
‪[ngesiNgisi] Ngiyabonga.

01:19.541 --> 01:20.750
‪[kukhala ucingo]

01:23.916 --> 01:28.333
‪X - NGAZISE UMA UDINGA NOMA YINI X

01:30.166 --> 01:31.166
‪-Menzi.
‪-[kukhiya ucingo]

01:31.250 --> 01:32.291
‪Hmm?

01:32.875 --> 01:35.041
‪[ngesiZulu] Zenzise ke Menzi.
‪Zenzise, enze engathi uzilile.

01:35.125 --> 01:36.208
‪Menzi, yenzela iingane.

01:36.291 --> 01:38.250
‪Manje ufuna ngenze njani? Ngikhale?

01:39.541 --> 01:42.708
‪Hhayi-ke, ma uthi ufuna ngikhale ke,
‪mntakama, ngizokwenza njengoba usho.

01:42.791 --> 01:43.833
‪Ngizokhala.

01:43.916 --> 01:47.541
‪Mhlawumbe ngicele nobaba wakho
‪ngimcenge ukuthi asiqaphe.

01:47.625 --> 01:51.083
‪Kodwa mina nawe siyalazi iqiniso lokuthi
‪okuphela kwento ayibhekile

01:51.625 --> 01:52.625
‪yi-strip club.

01:53.416 --> 01:54.833
‪Yazi uyangidida, Menzi.

01:55.458 --> 01:56.833
‪Umzuzu owodwa ungumngani omkhulu noBaba,

01:56.916 --> 01:59.916
‪okulandelayo, uyashona,
‪wenze ngathi awunendaba.

02:00.000 --> 02:01.500
‪Menzi, kwenzakalani lana?

02:01.583 --> 02:02.875
‪ISUSELWE KU-THE POLYGAMIST
‪KA-SUE NYATHI

02:02.958 --> 02:04.708
‪[ephefumulela phezulu] Asiyekele leyo.

02:04.791 --> 02:05.791
‪Iyaphuthanisa.

02:06.291 --> 02:09.666
‪Ngiyazi ukuthi ubaba ubefuna ufane naye,
‪uphenduke yena,

02:10.291 --> 02:12.083
‪kodwa bekungadingeki wenze lokho.

02:12.166 --> 02:13.291
‪-Yazi ngoba yini?
‪-[umnyango uyavuleka]

02:13.375 --> 02:14.750
‪[ngesiNgisi] Ubuhlezi ungcono.

02:14.833 --> 02:16.833
‪[ngesiZulu] Hawu, Menzi. Kanti ulana?

02:17.916 --> 02:18.916
‪[Menzi] Sawubona, Malume.

02:19.000 --> 02:21.416
‪Uzifihle ekhishini nabomama?

02:21.500 --> 02:23.291
‪Amadoda angaphandle, siyasebenza.

02:23.375 --> 02:25.375
‪-Hawu.
‪-Ufuna ukuba indoda, angithi?

02:26.458 --> 02:28.500
‪Umama wakho angeke akwenzele yonke into.
‪Asambe, man.

02:28.583 --> 02:30.875
‪-Yeka lezo zinto. Uh-uh.
‪-Hawu, hawu, hawu.

02:30.958 --> 02:32.416
‪Uchithe. Wena.

02:33.250 --> 02:34.541
‪[ngesiBhunu] Asiphumele phandle.

02:38.500 --> 02:39.625
‪[ngesiZulu] Akhomuntu yini lana?

02:39.708 --> 02:41.708
‪SIYAKWAMUKELA
‪ICEBOLETHU FUNERALS

02:42.208 --> 02:44.625
‪Kungani le-sudu ebiza kangaka ye-Versace?

02:44.708 --> 02:47.208
‪Lomuntu beke nama-sudu
‪amaningi kangaka. Yini?

02:47.291 --> 02:48.708
‪Hawu kahle bo, Ma.

02:48.791 --> 02:49.833
‪Akuyona imali yakho lena.

02:49.916 --> 02:51.333
‪-Ngicela uyeke ukuyibala.
‪-[enxapha]

02:51.416 --> 02:53.583
‪Uma ucabanga umqondo omuhle
‪lento oyenzayo?

02:55.500 --> 02:57.416
‪Ini? Ukuthi ngicwabe umnyeni wami?

02:57.500 --> 02:58.791
‪Yindaba, ninenkinga ngalokho?

02:59.375 --> 03:02.333
‪Cha, inkinga ayikho.

03:02.416 --> 03:04.583
‪-[Essie] Oh.
‪-Manje ukuthi bengicabanga,

03:05.166 --> 03:09.500
‪ukuthi kunganjani sitholele uJoyce
‪isidumbu azosingcwaba.

03:09.583 --> 03:11.541
‪Ukuze naye angcwabe.

03:11.625 --> 03:14.166
‪Cha, anginamsebenzi noJoyce.

03:14.250 --> 03:16.416
‪Ngidansele isiginci sikaJoyce
‪yonke leminyaka.

03:16.500 --> 03:19.625
‪Lapho yena uhlulekha ukuthi ngimbone
‪uJonasi, ngisho ensukwini zakhe zokugcina.

03:20.208 --> 03:21.458
‪Angikwazanga ngisho ukumubona.

03:21.541 --> 03:23.291
‪Angikwazanga nokumtshela
‪ukuthi ngiyamxolela.

03:23.375 --> 03:24.458
‪-[enxapha]
‪-[Freedom] Eh…

03:26.000 --> 03:29.041
‪[umamukeli]
‪Nkosikazi Gomora, alwehlanga lungehlanga.

03:29.125 --> 03:30.125
‪Ngiyabonga.

03:30.208 --> 03:34.041
‪Eh, lalela,
‪silethe isudi lana lomnyeni wami.

03:34.125 --> 03:36.541
‪Isudi engifuna ukuthi ayiqoke
‪uma esefihlwa.

03:38.083 --> 03:39.250
‪Angizwanga?

03:40.916 --> 03:42.166
‪Yini?

03:42.958 --> 03:46.791
‪Eh… [elungisa umphimbo] …ukuthi umzimba
‪womnyeni wakho ubusulandiwe.

03:46.875 --> 03:49.083
‪Ulandiwe enye inkosikazi yakhe.

03:49.166 --> 03:50.875
‪[kudlala umculo othusayo]

04:09.583 --> 04:10.666
‪-Akangazi kahle.
‪-[ethayipha]

04:10.750 --> 04:12.083
‪-Ngizomqeda.
‪-[kukhala ucingo]

04:12.166 --> 04:15.000
‪Yeyi wena! Lalela lana,
‪uyitsheketshe wena kimi.

04:15.083 --> 04:17.166
‪Ngizokupitshiza wena, uyangizwa?

04:17.250 --> 04:19.666
‪Usuwungqesta wena?
‪Ukwazi ukuntshontsha izidumbu zabantu.

04:19.750 --> 04:22.458
‪Yiba ungqesta ke ukwazi ukuphendula
‪ucingo lwakho, mani. [ngesiBhunu] Fakhi!

04:22.541 --> 04:24.750
‪[ikhwaya icula ihubo lomngcwabo]

04:26.666 --> 04:28.333
‪[edayela]

04:28.416 --> 04:31.083
‪[ivoyisimeyili, ngesiNgisi]
<i>‪Inombolo oyidayelile ayitholakali manje.</i>

04:31.166 --> 04:32.166
‪-[ngesiZulu] Ha!
‪-[ucingo luyaphela]

04:32.250 --> 04:35.958
‪-Magesh, ubuwazi ngalento eyenziwa uEssie?
‪-Ukhuluma ngani?

04:36.041 --> 04:38.583
‪Ngiyakubuza ukuthi bewazi yini
‪ngalokho u-Essie akwenzayo?

04:38.666 --> 04:40.125
‪-Ucabanga ukuthi ngilana ukube bengazi?
‪-[kusondela imoto]

04:40.208 --> 04:42.208
‪-[equnga]
‪-Angazi lutho ngalokhu.

04:44.541 --> 04:46.708
‪[ngesiNgisi] Bese?
‪[ngesiZulu] USarah uyamthola?

04:46.791 --> 04:48.583
‪Hhayi, Mama. Iyakhala nje, akalibambi.

04:48.666 --> 04:50.333
‪Kulungile, zama uFreedom. Zama uFreedom.

04:50.416 --> 04:52.708
‪[Menzi] Ucingo lwakhe belukhala
‪luya kuvoyisimeyili kusukela ekuseni.

04:52.791 --> 04:56.875
‪Ngiyafunga, uEssie uzokwazi ngingubani.
‪Akangazi kahle.

04:56.958 --> 04:58.750
‪[Grace] Joyce, yehlisa umoya.
‪Uzoze uphatwe yinhliziyo.

04:58.833 --> 05:02.291
‪Cha, Mama! Umnyeni wami ngimsharishe
‪nabafazi abaningi esaphila.

05:02.916 --> 05:05.250
‪Ngabe ngiyisilima uma kungathiwa
‪ngiyamsharisha namanje esefile.

05:05.333 --> 05:06.833
‪[ekhala]

05:08.750 --> 05:10.625
‪[umpristi] Ithi, "Noma ngihamba

05:10.708 --> 05:12.708
‪esigodini lethunzi lokufa,

05:12.791 --> 05:16.708
‪angiyukwesaba, ngokuba Yena unami."

05:16.791 --> 05:18.083
‪Ngivumeleni ngizwe.

05:18.166 --> 05:19.333
‪[bonke] Ameni.

05:19.416 --> 05:21.625
‪[umpristi]
‪Njengoba sizophelezela ubhuti wethu,

05:23.000 --> 05:26.041
‪ngithi ababemuthanda nababemzonda,

05:27.083 --> 05:29.208
‪mabamuyekele ayolala aphumule.

05:29.833 --> 05:31.375
‪Ngiya eSoweto manje.

05:31.458 --> 05:34.833
‪[ngesiNgisi]
‪Futhi ngizowulungisa lo mbhedo!

05:35.583 --> 05:37.083
‪[ngesiZulu] Ngenani ezimotweni!

05:37.791 --> 05:39.625
‪-Umgade.
‪-[Joyce] Asambe!

05:40.416 --> 05:41.916
‪-[kukhala injini]
‪-[umnyango wemoto uyavala]

05:54.208 --> 05:55.625
‪[abangcwabi becula]

05:55.708 --> 05:58.750
‪[uEssie ekhala] Oh, Jonasi.

05:58.833 --> 06:01.000
‪UJonasi ungishiyile.

06:01.750 --> 06:03.583
‪Ungishiyelani?

06:04.791 --> 06:05.875
‪Ungishiyelani?

06:05.958 --> 06:07.500
‪-[kukhala inhlabamkhosi]
‪-[umnyango wemoto uyavala]

06:07.583 --> 06:10.000
‪[ngesiNgisi] Iyini lo mbhedo?

06:10.083 --> 06:12.708
‪-Essie!
‪-[uEssie ehogela]

06:12.791 --> 06:15.583
‪Ucabanga ukuthi ungubani?

06:15.666 --> 06:16.708
‪-[ngesiZulu] Hhe?
‪-Ngiwumkakhe!

06:16.791 --> 06:17.791
‪Hambani nina, hambani!

06:18.375 --> 06:21.000
‪Awunalungelo lokwenza lamanyala
‪owenze lana. Uyangizwa?

06:21.083 --> 06:22.875
‪Sesimngcwabile ke.
‪Uzokwenzenjani? Ayikho into ozoyenza.

06:22.958 --> 06:26.208
‪Uyabona ngizomuthatha ngiyomungcwaba mina
‪ngendlela engifuna ukumncwaba ngayo.

06:26.291 --> 06:29.666
‪Usungaze uvuse abantu abalele
‪ngoba ufuna ukulwisa mina? Hhe?

06:29.750 --> 06:31.541
‪-Ubungasamfuni lomuntu. Unenhliziyo embi.
‪-Yeyi!

06:31.625 --> 06:33.791
‪Utshontshe isidumbu somnyeni wami.

06:33.875 --> 06:35.916
‪Ubufuna ngenze njani?
‪Angithi ubungafuni ukuthi ngimbone.

06:36.000 --> 06:37.166
‪Bewazi ukuthi usezoshona.

06:37.250 --> 06:39.541
‪Wanginqabela ukuthi ngimbone
‪uwazi ukuthi siyathandana.

06:39.625 --> 06:41.666
‪Uyinja wena! [enxapha]

06:41.750 --> 06:45.833
‪Yonke leminyaka lena wena
‪ngikuyekelile enhlizweni yami.

06:45.916 --> 06:51.083
‪Ngakuyekela ukuthi ungene empilweni yami,
‪yomdeni wami, emzini wami uqamba amanga.

06:51.166 --> 06:53.458
‪Lalela ke, ungafa mangikakuvumela
‪ukuthi uthathe lesidumbu sakhe.

06:53.541 --> 06:54.541
‪AMAPHOYISA

06:54.625 --> 07:00.958
‪Essie, ungavumeli imali yami ikukholise
‪ukuthi ngiyisilima.

07:01.541 --> 07:04.833
‪Uyabona namhlanje, kuzonyiwa nyi.

07:05.375 --> 07:06.958
‪[ehleka usulu] Hhayi.

07:07.500 --> 07:09.416
‪Magesh!

07:10.291 --> 07:11.291
‪Magesh!

07:11.916 --> 07:13.041
‪[uEssie ephefumulela phezulu]

07:13.125 --> 07:16.750
‪Ngakho-ke, lalela kahle.

07:16.833 --> 07:19.708
‪Awamukelekile emcwabeni kamnyeni wami.

07:19.791 --> 07:26.083
‪Uma ngingake ngikunuke ngisho ukunuka
‪lelo phunga lakho lomchamo wenja,

07:26.166 --> 07:28.666
‪ngizobiza amaphoyisa ngokushesha.

07:28.750 --> 07:30.791
‪Uzoboshelwa
‪ukungena endaweni ngokungemthetho.

07:30.875 --> 07:32.875
‪-Magesh, awukhulume nalomuntu.
‪-Essie, Essie!

07:32.958 --> 07:34.708
‪-[umnyango wemoto uyavala]
‪-Ulindele ukuthi ngenzeni?

07:34.791 --> 07:36.791
‪Magesh, ngicela ukhulume naye.

07:36.875 --> 07:38.666
‪-[ngesiBhunu] Ngiyaxolisa, Essie.
‪-[ehefuzela]

07:38.750 --> 07:41.375
‪[ngesiZulu] Akukho engingakwenza.

07:42.458 --> 07:44.791
‪-Ma. Ma.
‪-[ekhala] Uh-uh.

07:46.083 --> 07:47.625
‪-[Essie] Oh!
‪-[kukhala injini]

07:47.708 --> 07:49.666
‪-[ekhala]
‪-[uEssie elila]

07:49.750 --> 07:50.958
‪Ngiyaxolisa.

07:53.458 --> 07:56.083
‪Ngakhuluma nobaba
‪ngosuku asishiya ngalo emhlabeni.

07:56.666 --> 08:01.625
‪Wangicela ukuthi ngenze isiqiniseko
‪sokuthi nawe siyakunakekela.

08:02.291 --> 08:03.750
‪[ukukhala kuyaqhubeka]

08:03.833 --> 08:07.291
‪Ngifuna wazi ukuthi ubaba ngosuku
‪asishiya ngalo emhlabeni…

08:09.500 --> 08:10.666
‪wayekucabanga nawe.

08:17.666 --> 08:19.166
‪Kuzolunga.

08:19.250 --> 08:22.125
‪-[ikhasethi libuyiselwa emuva]
‪-[Menzi] Ma!

08:24.666 --> 08:27.375
‪[kudlala umculo ocabangisayo]

08:51.791 --> 08:53.375
‪[ngesiNgisi] Usuku olulodwa nje.

09:06.916 --> 09:09.375
‪-[ngesiZulu] Sawubona, unjani?
‪-Unjani, sisi?

09:10.625 --> 09:12.833
‪-Uzongithola ngaphakathi.
‪-Kulungile, ngizokuthola ngaphakathi.

09:21.958 --> 09:23.250
‪Joyce.

09:26.458 --> 09:28.541
‪[engingiza, ekuluma ngesiNgisi]
‪Sekuyisikhathi.

09:45.000 --> 09:46.041
‪Ashley.

09:48.125 --> 09:49.125
‪Hayley.

09:49.750 --> 09:50.958
‪[ngesiZulu] Sanibona.

09:52.666 --> 09:54.375
‪Wozani nizobingela umama.

10:01.541 --> 10:03.041
‪[ephefumulela phezulu]

10:16.166 --> 10:19.291
‪[umculi ophambili] ♪ <i>‪Ayikho indlela </i>‪♪

10:19.375 --> 10:22.458
‪[ikhwaya] ♪ <i>‪Ayikho indlela</i>‪ ♪

10:22.541 --> 10:27.875
‪♪ <i>‪Eya ezulwini</i>‪ ♪

10:27.958 --> 10:29.666
‪[umculi ophambili] ♪ <i>‪Ehamba…</i>‪ ♪

10:36.375 --> 10:39.583
‪♪ <i>‪Uthanda khona</i>‪ ♪

10:39.666 --> 10:42.166
‪♪ <i>‪Uthanda khona</i>‪ ♪

10:42.250 --> 10:45.125
<i>‪♪ Uthanda khona ♪</i>

10:45.208 --> 10:48.708
<i>‪♪ Uthanda khona ♪</i>

10:48.791 --> 10:51.291
<i>‪♪ Uthanda khona ♪</i>

10:51.375 --> 10:54.041
‪♪ <i>‪Uthanda khona</i>‪ ♪

10:54.125 --> 10:57.000
‪♪ <i>‪Uthanda khona</i>‪ ♪

10:57.083 --> 11:00.041
‪♪<i>‪ Uthanda khona</i>‪ ♪

11:21.416 --> 11:22.833
‪[ehleba] Jo.

11:30.000 --> 11:33.708
‪Izinto bezingaphela
‪ngendlela ehlukile kithi.

11:35.833 --> 11:38.708
‪Wabona kungcono ukuthi ube ungqesta.

11:39.208 --> 11:43.916
‪Ubidlize konke esasikwakhile, angithi?

11:44.000 --> 11:45.791
‪Kunjani ke makunjena?

11:46.333 --> 11:47.500
‪Jonasi.

11:47.583 --> 11:49.333
‪Ekugcineni,

11:50.625 --> 11:51.958
‪ukufa

11:53.541 --> 11:55.916
‪sekuze kwasihlukanisa.

11:57.375 --> 12:04.208
‪Awusophinde,
‪uphinde uyiphule inhliziyo yami.

12:06.875 --> 12:09.250
‪[ngesiNgisi] Wena sihlama!

12:12.458 --> 12:14.833
‪NGOBUHLUNGU KUZA AMANDLA

12:14.916 --> 12:17.125
‪[ephefumula ngokushesha]

12:18.625 --> 12:19.791
‪[ehayiza]

12:24.541 --> 12:26.583
‪[kudlala umculo ocabangisayo]

12:28.166 --> 12:29.625
‪[abantu bayakhononda]

12:45.250 --> 12:46.458
‪[izivakashi ziyababaza]

12:51.708 --> 12:52.916
‪[umfundisi, ngesiZulu] Siyabonga.

12:53.625 --> 12:56.083
‪Asigobeni amakhanda sikhuleke.

12:56.166 --> 12:57.958
‪Baba, Nkosi yethu yasemazulwini,

12:58.041 --> 13:00.500
‪-Izwi lithi "Lapho babili noma bathathu"--
‪-[uLindani ekhala] Gomora!

13:00.583 --> 13:04.791
‪Ungishiyelani? [ephefumulela phezulu]

13:05.375 --> 13:07.833
‪-Phuma, sifebe.
‪-Nginelungelo lokungcwaba indoda yami.

13:07.916 --> 13:09.750
‪-Phuma ngaphandle.
‪-Ngifuna ukungcwaba indoda yami!

13:09.833 --> 13:12.083
‪-[Magesh] Yeyi, phuma.
‪-Ngifuna ukungcwaba indoda yami.

13:12.916 --> 13:14.000
‪-Phuma man!
‪-[ememeza]

13:14.083 --> 13:15.291
‪[Magesh] Suka lana.

13:15.375 --> 13:16.541
‪-Suka, suka.
‪-[abantu bayakhononda]

13:16.625 --> 13:17.958
‪-[Magesh] Suka, suka.
‪-[uLindani ememeza]

13:18.041 --> 13:19.208
‪[ukukhononda kuyaqhubeka]

13:19.291 --> 13:20.666
‪[umfundisi] Ubemuthanda kakhulu.

13:20.750 --> 13:25.250
‪Sis' Joyce, besicela nje ukuthi uze la
‪ngaphambili usinikeze nje amazwi ambalwa.

13:25.333 --> 13:26.416
‪Ameni, bangcwele.

13:43.625 --> 13:49.541
‪♪ <i>‪Khay’ elihle </i>‪♪

13:52.291 --> 13:57.666
‪♪ <i>‪Khaya lami </i>‪♪

13:58.625 --> 14:03.041
‪♪ <i>‪Mangingene </i>‪♪

14:04.250 --> 14:10.416
‪♪ <i>‪Esangweni </i>‪♪

14:10.500 --> 14:12.708
‪[kudlala umculo othusayo]

14:12.791 --> 14:14.791
‪[izinyathelo ezizayo]

14:17.791 --> 14:20.166
‪[kuhefuzela izivakashi, zikhononda]

14:52.250 --> 14:53.958
‪[ukukhononda kuyaqhubeka]

14:56.333 --> 14:57.750
‪[izihlalo ziyaklwebha]

14:57.833 --> 15:02.833
‪♪ <i>‪Abalambi </i>‪♪

15:02.916 --> 15:09.083
‪-♪ <i>‪Abakithi</i>‪ ♪
‪-[izivakashi ziyahumza]

15:10.916 --> 15:15.458
‪♪ <i>‪Abasomi </i>‪♪

15:16.250 --> 15:22.375
‪♪ <i>‪Abasweli </i>‪♪

15:24.000 --> 15:30.958
‪-♪ <i>‪Sebeyoluswa </i>‪♪
‪-[ephefumulela phezulu]

15:31.041 --> 15:37.041
‪♪ <i>‪YiMvana </i>‪♪

15:37.125 --> 15:41.250
‪♪ <i>‪SebekuWe </i>‪♪

15:43.208 --> 15:49.041
‪-♪ <i>‪Khaya lami</i>‪ ♪
‪-[ephefumula phezulu]

15:50.458 --> 15:57.416
‪-♪ <i>‪Oh, sebeyoluswa </i>‪♪
‪-[ephefumulela phezulu, ekhala]

15:57.916 --> 16:03.125
‪-♪ <i>‪YiMvana </i>‪♪
‪-Menzi.

16:07.500 --> 16:08.833
‪[ephefumula phezulu]

16:08.916 --> 16:11.125
‪Ngiyaxolisa ngendaba kaBaba wakho.

16:11.208 --> 16:13.666
‪[encimfa] Angazi nokuthi ngikhalelani,

16:15.000 --> 16:17.166
‪ngoba mina ubaba kade engilahlekela.

16:29.750 --> 16:31.291
‪Kuzolunga, uyezwa?

16:32.583 --> 16:36.208
‪[umfundisi] WeJoyce, uMpume Gomora

16:36.291 --> 16:39.041
‪-asondele asifundele umlando wokuphila.
‪-[uMpume elungisa umphimbo]

16:39.125 --> 16:41.125
‪-[umfundisi] Ameni.
‪-[bonke] Ameni.

16:43.625 --> 16:45.958
‪[Mpume] Sanibona. [ehogela]

16:46.791 --> 16:49.000
‪Omiphambi kwenu uMpume,

16:50.208 --> 16:52.208
‪indodakazi kaJonasi Gomora.

16:52.750 --> 16:54.000
‪[ephefumulela phezulu]

16:55.125 --> 17:00.000
‪[ehogela] Ngithanda ukubonga kakhulu
‪ukufika kwenu lana nizosifihlisa ubaba.

17:00.916 --> 17:04.583
‪Ngiyaxolisa lana,
‪ngizoshintsha uhlelo kancane.

17:05.333 --> 17:08.375
‪Ngizocela iingane zaBaba zize phambili.

17:09.041 --> 17:12.375
‪UNkazimulo nowele, uAshley noHayley.

17:22.041 --> 17:23.791
‪[elungisa umphimbo] NoSarah.

17:36.833 --> 17:39.000
‪[ngesiNgisi] Ubaba wayeyindoda
‪eyinkimbinkimbi kakhulu.

17:41.583 --> 17:43.500
‪[ngesiZulu] Ubaba wayengalindelekile.

17:46.125 --> 17:47.458
‪Ubenothando.

17:48.875 --> 17:50.416
‪[ngesiNgisi] Ngangiyintandokazi yakhe.

17:50.916 --> 17:52.416
‪[ngesiZulu] Noma angashongo nje.

17:52.916 --> 17:54.000
‪[ehogela]

17:54.083 --> 17:55.916
‪Indlela wayengiphatha ngayo.

17:57.541 --> 17:59.250
‪Wayengithanda ubaba.

18:03.875 --> 18:06.416
‪UJonasi Gomora wayeyindoda
‪elula ukuyithanda,

18:08.083 --> 18:10.166
‪nokuyizonda ngesikhathi esisodwa.

18:11.333 --> 18:15.333
‪[ephefumulela phezulu] Ngicabanga ukuthi
‪iningi lenu lingakufakazela.

18:15.916 --> 18:18.125
‪Angazi noma ngizobe ngiqamba amanga
‪yini uma ngithi…

18:18.708 --> 18:21.833
‪[ngesiNgisi] …izingxenye ezinhle kakhulu
‪zikaBaba zavezwa ngabesifazane empilweni.

18:23.458 --> 18:25.750
‪[ngesiZulu]
‪UMatipa wamfundisa ubana ngokuzimisela,

18:26.416 --> 18:28.833
‪nokuthanda umuntu ngisho sekunzima.

18:30.083 --> 18:31.583
‪[ephefumulela phezulu, ebabaza]

18:32.750 --> 18:34.375
‪Bese kuba khona uMam' Essie.

18:35.500 --> 18:39.916
‪UMam' Essie ke yena wafundisa
‪ubaba ngokubaluleka kwesiko,

18:40.500 --> 18:42.000
‪nokubaluleka kwekhaya.

18:42.791 --> 18:43.875
‪Nokuhleka,

18:44.750 --> 18:45.833
‪ujabule.

18:46.333 --> 18:48.625
‪Ukudansa sengathi abantu ababoni.

18:48.708 --> 18:50.291
‪[behleka bonke]

18:52.625 --> 18:53.958
‪[Mpume] Ukuphila.

18:55.250 --> 18:56.583
‪[ngesiNgisi] Umama wami,

18:57.791 --> 18:59.000
‪uJoyce Gomora.

19:00.083 --> 19:02.875
‪[ngesiZulu, ohlanekezelwe]
‪UMa wafundisa ubaba ngobumnene.

19:04.916 --> 19:08.166
‪Nokuwuthanda umndeni wakho.

19:09.875 --> 19:11.416
‪[Joyce] <i>‪Awungitshele, Jo.</i>

19:12.416 --> 19:15.541
‪-Uyamkhumbula uLungi?
‪-[ukungqongqoza emnyango]

19:16.291 --> 19:17.875
‪[Jonasi] Labantu laba bazothini?

19:18.416 --> 19:20.250
‪[enxapha] Angazi noma ngilahlekile yini?

19:20.333 --> 19:25.750
‪Yazini, Jonasi, ukuthi ula
‪unje, nje, nje namuhlanje

19:25.833 --> 19:27.625
‪-ingenxa yakhe.
‪-[ekhwehlela]

19:28.375 --> 19:30.000
‪Wangishaya wena.

19:30.083 --> 19:31.375
‪-Ngiyinja mina?
‪-[ememeza]

19:31.458 --> 19:33.958
‪Wangidlwengula.

19:34.041 --> 19:37.000
‪[Lungi] Ehamba elala nazo zonke
‪izifetshana ahlangana nazo.

19:37.583 --> 19:38.916
‪Uzonikeza mina iSandulela Ngculaza?

19:39.958 --> 19:46.541
‪Lungi, ngifuna uthelele
‪umnyeni wami nge-Sandulela Ngculaza.

19:49.958 --> 19:53.208
‪Ngifuna ukuthi lomurhobolo wakhe anawo

19:53.291 --> 19:57.875
‪-wokulala nabesifazane ahlangana nabo…
‪-[equma]

19:58.458 --> 20:01.625
‪-<i>‪…ukube injongo yokufa kwakhe.</i>
‪-[bobabili bebhonga]

20:04.958 --> 20:06.375
‪[Mpume] UBaba ubengaziphathi kahle.

20:06.458 --> 20:08.416
‪Ezinye zale zifundiso wazixaphaza.

20:08.500 --> 20:09.708
‪[Joyce] <i>‪Okokugcina,</i>

20:09.791 --> 20:14.166
‪-uMenzi ubedlala ngawe…
‪-[ekhwehlela, ehefuzela]

20:14.250 --> 20:18.458
‪…ukuze ushintshe ifa lakho.

20:19.333 --> 20:20.625
‪Uyindlalifa yami.

20:20.708 --> 20:22.208
‪Konke kusala kuwe.

20:22.916 --> 20:26.125
‪Ayikho ingane eyophuma kumina

20:27.083 --> 20:28.916
<i>‪eyoke ifane…</i>

20:29.000 --> 20:31.083
‪[uSarah ekhala]

20:33.333 --> 20:34.583
‪[uJonasi ehleba] Joyce.

20:34.666 --> 20:35.708
<i>‪…nawe.</i>

20:35.791 --> 20:41.083
‪[ngesiNgisi] <i>‪UMenzi akasoze afane nawe.</i>

20:41.166 --> 20:42.333
‪[ehefuzela]

20:42.416 --> 20:44.375
‪[kudlala u "I Knew Lovin''"]

20:46.708 --> 20:48.833
‪[ekhwehlela]

20:50.500 --> 20:51.875
‪[bequma]

20:53.416 --> 20:55.333
‪[Lindani, ngesiZulu] Woza.

20:55.916 --> 20:58.333
‪[bobabili bebhonga, bequma]

21:05.000 --> 21:06.750
‪-Bab' Gomora. [equma]
‪-[ebhonga]

22:28.541 --> 22:33.541
‪Izihlokwana zihunyushwe ngu:
‪Lusanda Makupula
