WEBVTT

00:07.083 --> 00:08.375
‪[kudlala u-"Woza Mntana"]

00:40.750 --> 00:42.208
‪[uJonasi, ngesiZulu] Yey, Joyce!

00:45.125 --> 00:46.541
‪Joyce!

00:52.208 --> 00:53.916
‪[ecula] Joyce!

01:01.750 --> 01:02.875
‪[ebhonga]

01:05.791 --> 01:07.000
‪[ebubula] Yoh.

01:11.375 --> 01:12.500
‪Ingabe ukahle?

01:13.750 --> 01:15.250
‪Yebo, ngiphilile.

01:16.166 --> 01:17.291
‪Joyce!

01:18.291 --> 01:19.791
‪Ngingakubizela yena, Baba?

01:20.500 --> 01:21.958
‪Cha, cha.

01:22.041 --> 01:23.333
‪Kulungile.

01:23.416 --> 01:24.875
‪-Ngiyabonga.
‪-Yebo, Baba.

01:36.125 --> 01:37.291
‪Uyazi… [ehleka]

01:38.250 --> 01:40.458
‪…bengizitshela lana ukuthi

01:41.291 --> 01:44.333
‪umuntu akasathandwa phela lana ekhaya.

01:44.416 --> 01:46.500
‪Kancane nje. Hmm?

01:47.000 --> 01:49.291
‪Woza, ngicela uzohlala phansi.

01:49.375 --> 01:50.416
‪[umculo uyaphela]

01:50.500 --> 01:51.625
‪Hlala phansi.

01:55.291 --> 01:56.291
‪Awuzwa-ke.

01:57.791 --> 01:59.000
‪Khaxa.

02:00.000 --> 02:02.333
‪-Mmm.
‪-[uJoyce ebubula]

02:05.083 --> 02:06.125
‪[uJonasi] Mm-hmm.

02:06.833 --> 02:08.416
‪[ebhonga] Gesh.

02:09.541 --> 02:10.666
‪Ingabe uJonasi owenze lokhu?

02:16.916 --> 02:18.333
‪[kudlala umculo othusayo]

02:20.583 --> 02:22.250
‪Yebo, uJonasi.

02:24.750 --> 02:26.666
‪Sengathi akwenzile bekunganele,

02:26.750 --> 02:29.291
‪wahamba wavala wonke ama-akhawunti ami.

02:30.625 --> 02:33.541
‪[ngesiNgisi] Angisakwazi nokuzithengela
‪ibhodlela lewayini.

02:34.250 --> 02:39.916
‪Sagcina nini ukudla isidlo
‪sasekuseni ndawonye?

02:40.666 --> 02:41.791
‪Sobabili nje?

02:42.333 --> 02:43.333
‪[uJoyce] Ngisuthi.

02:43.416 --> 02:44.750
‪Uh-uh.

02:45.333 --> 02:46.541
‪Asikwazi ukumosha ukudla.

02:47.083 --> 02:49.166
‪UNtombi usebenze kanzima.

02:49.250 --> 02:50.416
‪Joyce.

02:52.833 --> 02:54.666
‪[enxapha] Uyazi…

02:56.500 --> 02:59.208
‪ukuthi kumele sivuselele uthando lwethu.

03:00.333 --> 03:03.750
‪Ngoba liyavutha, livutha amalangabi.

03:03.833 --> 03:04.958
‪[ehleka usulu]

03:07.416 --> 03:09.208
‪Asibuyise injabulo lana ekhaya.

03:09.708 --> 03:11.333
‪Silethe ukukhanya lana ekhaya.

03:11.958 --> 03:12.958
‪Hmm?

03:16.083 --> 03:19.166
‪Uyakhumbula ingxoxo esake saba nayo

03:20.333 --> 03:24.375
‪lapho uthe ufisa ukulungisa ikhishi?

03:25.541 --> 03:26.666
‪Sekuyisikhathi ke manje.

03:27.875 --> 03:29.875
‪Asikwenze lokho, sithandwa sami.

03:32.083 --> 03:33.083
‪Sobabili.

03:34.375 --> 03:35.375
‪U-J kanye no-J.

03:38.500 --> 03:41.125
‪Khululeka. Ngikuthengele igilosa.

03:44.291 --> 03:45.750
‪[ebubula]

03:45.833 --> 03:48.541
‪Lesi isibonelelo sika-Essie,
‪kodwa ungakhathazeki.

03:49.291 --> 03:50.458
‪Ngizoyilungisa.

03:51.208 --> 03:53.333
‪Nize nilungise izinto. Angithi?

03:58.875 --> 04:00.166
‪Ngiyabonga.

04:02.541 --> 04:07.625
‪Angicabangi ukuthi sizophinda salungisa
‪izinto emva kwalokhu angenze kona.

04:09.041 --> 04:10.500
‪[luvunguze ucingo, lukhale]

04:11.458 --> 04:13.083
‪Hawu. [ehleka]

04:14.500 --> 04:15.583
‪[akhiphe umoya]

04:18.208 --> 04:19.208
‪[ehleka usulu]

04:19.291 --> 04:20.291
‪LINDANI
‪NGIYAKUKHUMBULA.

04:20.375 --> 04:22.166
‪[ehleka usulu]

04:25.375 --> 04:26.500
‪[kudlala umculo oshubile]

04:30.958 --> 04:32.250
‪Nginike isandla sakho.

04:33.541 --> 04:34.541
‪[ehleka usulu]

04:35.791 --> 04:37.041
‪[uMatipa] <i>‪UJonasi</i>

04:38.083 --> 04:39.750
‪ebefuna ukuqeda ngami.

04:41.583 --> 04:44.416
‪Ebefuna ukungibulala uJonasi, Magesh.

04:47.583 --> 04:49.291
‪Angisoze ngayikhohlwa leyonto.

04:53.791 --> 04:55.791
‪[ngesiNgisi]
‪Ngikhethe ubhuti ongalungile, akunjalo?

05:18.416 --> 05:20.291
‪[kukhala uphondo]

05:20.375 --> 05:24.791
‪♪<i>‪ Sawubona, sawubona, sawubona, Sarafina </i>‪♪

05:24.875 --> 05:26.708
‪[bahleke bobabili]

05:26.791 --> 05:28.125
‪[ngesiZulu] Qagela ukuthi ngikuphatheleni?

05:28.208 --> 05:29.833
‪Angazi.

05:30.791 --> 05:31.833
‪Ta-da!

05:31.916 --> 05:33.791
‪-Bab'omdala! Unamanga!
‪-Uh-huh.

05:33.875 --> 05:35.541
‪[ehefuzela] Ngiyabonga.

05:35.625 --> 05:39.083
‪Angifuni uhambahamba ekhampasi
‪ngelaptophu endala.

05:39.166 --> 05:40.708
‪Ngikuthengele okunye okusha manje.

05:40.791 --> 05:43.791
‪Ufuna babone ukuthi mina ngiwubani
‪wakwa bani kahle hle.

05:43.875 --> 05:45.208
‪-Zibambe ngokuqinile.
‪-Yebo.

05:45.291 --> 05:46.833
‪-[ngesiZulu] Bangaphefumuli.
‪-[ehleka]

05:46.916 --> 05:48.666
‪-Bangakujwayeli kabi.
‪-[luvunguze ucingo, lukhale]

05:50.000 --> 05:51.166
‪JABU FOREMAN
‪SIYAKUDINGA ESIZENI.

05:51.250 --> 05:54.416
‪Eh, Sarah, kumele ngibuyele emsebenzini.

05:55.000 --> 05:56.750
‪[ebubula] Ngicela ungahambi, Bab'omdala.

05:56.833 --> 05:58.208
‪Yindaba?

05:58.291 --> 06:00.541
‪Angazi ukuthi le laptophu
‪isebenza kanjani.

06:00.625 --> 06:03.208
‪Ngicela ungisize ngiyimise.

06:03.291 --> 06:05.958
‪Kulungile. Kodwa kumele sisheshe.

06:06.041 --> 06:08.125
‪Kulungile, ngiyabonga. Ake ngiqoqe lana.

06:11.333 --> 06:12.541
‪[uMagesh ebhonga]

06:13.625 --> 06:14.625
‪[equnga]

06:15.208 --> 06:17.208
‪[uMagesh] Yebo. Ake sibone.

06:18.375 --> 06:19.541
‪Aha!

06:20.583 --> 06:21.791
‪ISUSELWA KU-THE POLYGAMIST
‪KA-SUE NYATHI

06:21.875 --> 06:24.291
‪[ngesiNgisi] Ntomb'am, nakho ke.
‪[ngesiZulu] Konke sekulungile.

06:24.375 --> 06:26.416
‪[ehleka] Ngiyayithanda.
‪Ngiyabonga kakhulu.

06:26.500 --> 06:29.166
‪Kuhle. Kodwa ngidinga into eyodwa kuwena.

06:30.041 --> 06:31.583
‪Ukwehlukaniswa.

06:31.666 --> 06:33.541
‪Kumele uphase, siyezwana?

06:33.625 --> 06:34.958
‪Ngisebenze kanzima ukuze
‪ngikutholele lokhu.

06:35.041 --> 06:37.375
‪Ngiyathembisa uzoziqhenya ngami.

06:37.958 --> 06:39.166
‪Angingabazi nakancane.

06:39.250 --> 06:40.625
‪-[ehleka]
‪-Kulungile.

06:41.791 --> 06:42.833
‪Ah.

06:47.291 --> 06:51.750
‪Bengisathanda ukubonga nje
‪ukuthi uyangithanda futhi uyangibona.

06:51.833 --> 06:53.708
‪Ngiyabonga ngakho konke ongenzela khona.

06:53.791 --> 06:56.958
‪Ngane yami, wenza kube lula ukukuthanda.

06:57.041 --> 06:59.708
‪-[ehleka]
‪-Uyintombazane enhle, eziphethe kahle.

07:00.291 --> 07:02.000
‪-Ngiyabonga.
‪-[ehleka]

07:06.625 --> 07:08.291
‪[kudlala umculo othusayo]

07:08.375 --> 07:09.583
‪[engingiza] Wenzani?

07:12.708 --> 07:14.250
‪-[uMenzi ebhonga]
‪-[uFreedom] Yeyi wena, man. Hayi.

07:14.333 --> 07:16.208
‪-Uyangixopha.
‪-Hamba ume lapha ke.

07:16.291 --> 07:17.916
‪-[ehleka] Uyahlanya.
‪-Ngizokuthola.

07:18.708 --> 07:20.291
‪-Ugeja kangaka.
‪-[uFreedom] Hawu. [ehleka]

07:20.375 --> 07:22.416
‪Yeyi nina zimpatha, nenzani lapho?

07:22.500 --> 07:23.708
‪Uyasidakelwa.

07:23.791 --> 07:24.875
‪Sawubona, nduna.

07:25.541 --> 07:27.875
‪Uxolo ngalokho. Besiqoqa indawo.

07:27.958 --> 07:29.333
‪Nenza… Musani ukuphonsa amatshe.

07:29.416 --> 07:31.166
‪[ngesiNgisi] Uyazi ukuthi ukhuluma nobani?

07:31.250 --> 07:32.291
‪[ngesiZulu] Ungubani wena?

07:32.375 --> 07:34.208
‪-Menzi.
‪-Awume kancane. Ungazongikhuza.

07:34.291 --> 07:35.333
‪-Uyazi ukuthi ukhuluma nobani?
‪-Ungubani?

07:35.416 --> 07:36.416
‪Uyamazi uMenzi Gomora?

07:37.000 --> 07:38.583
‪-Haibo! Ngiyakukhuza. Awukahle kancane.
‪-Ungangideleli.

07:38.666 --> 07:39.833
‪Ngithe ungangikhuzi.

07:39.916 --> 07:40.916
‪Ubiza bani ngempatha?

07:41.000 --> 07:43.916
‪-Haibo, uyahlanya yini ekhanda?
‪-[ehleba] Ngizokushaya.

07:44.000 --> 07:46.208
‪-Ushaya bani? Awusuke.
‪-Yima, Menzi!

07:46.291 --> 07:48.375
‪-Ushaya bani? Heh?
‪-Menzi!

07:48.458 --> 07:50.375
‪Yey! Fusegi!

07:50.458 --> 07:51.791
‪Yey! Yey, nina!

07:51.875 --> 07:53.875
‪-Yey! Yini inkinga yakho?
‪-[uMenzi ebhonga]

07:53.958 --> 07:55.166
‪Yini inkinga yakho?

07:55.250 --> 07:58.500
‪-Awungiyeke! Fokof!
‪-Umshaya ngani? Ngizokushaya.

07:58.583 --> 08:00.208
‪-Ngizokushaya ngempama.
‪-[abakhi bayakhala]

08:00.291 --> 08:02.291
‪-[uFreedom] Fusegi. Hamba.
‪-[induna] Ngizokushaya!

08:02.791 --> 08:04.083
‪[uFreedom] Yini inkinga yakho?

08:04.166 --> 08:06.083
‪[induna] Ungangibuzi lawo masimba, man.

08:06.166 --> 08:08.458
‪-[kudlala umculo ojabulisayo]
‪-[bexoxa, behleka]

08:09.500 --> 08:11.125
‪ITHAVERN KA-SIS DOLLY

08:13.041 --> 08:15.750
‪Yoh. Baze benza kancane labantu.

08:17.166 --> 08:19.541
‪Uyazi ngizoze ngiphuze umchamo. Haibo.

08:20.666 --> 08:21.791
‪Hhayi.

08:22.375 --> 08:23.875
‪Wadonsa ubuso nje. Kwenzakalani?

08:25.083 --> 08:26.541
‪Uthe ibalulekile into ekuletha lana.

08:29.291 --> 08:30.750
‪Kukhona okwenzekile, Essie.

08:31.750 --> 08:32.750
‪[u-Essie] Yini?

08:33.625 --> 08:34.625
‪Kwenzekeni? Kubani?

08:35.875 --> 08:37.833
‪-KuJonasi?
‪-Mm-mmm.

08:37.916 --> 08:39.125
‪Kwenzakaleni?

08:40.375 --> 08:41.375
‪NguSarah.

08:41.458 --> 08:45.000
‪Yoh, ungangitsheli ukuthi
‪uphinde wangiphoxa endlini kaJoyce.

08:45.083 --> 08:46.541
‪Mina angeke ngikwazi ukuyimela lento.

08:46.625 --> 08:47.625
‪Cha, cha.

08:48.458 --> 08:49.625
‪[engingiza] Akusikho lokho.

08:49.708 --> 08:50.708
‪Wenzeni?

08:52.333 --> 08:53.541
‪Khuluma, sbali.

08:58.583 --> 09:00.291
‪Yey. Wenzani?

09:01.000 --> 09:02.166
‪Yini lamasimba owenzayo?

09:03.000 --> 09:04.208
‪[ngesiBhunu] Fusegi, man!

09:07.416 --> 09:09.708
‪[ahefuzele, asho ngesiZulu]
‪Hawu, lomntwana.

09:09.791 --> 09:12.750
‪Yazi ngithi ngikhulisa ingane
‪yentombazane, kanti uyisifebe.

09:12.833 --> 09:14.791
‪Ooh! Yazi labantwana bazongibulala.

09:14.875 --> 09:18.166
‪Ngiyakutshela, angeke ngibulawe ushukela,
‪ngizobulawa yilabantwana. Ngi…

09:18.958 --> 09:20.583
‪Yazi, ngisho noJezebel ungcono.

09:20.666 --> 09:23.916
‪Uzama ukukuqabula? Ubaba wakhe?
‪Kufana nokuqabula uJonasi.

09:24.000 --> 09:26.291
‪Nazoke.

09:26.916 --> 09:28.458
‪Kulapho inkinga iqala khona.

09:28.541 --> 09:31.750
‪Wena noJonasi kumele nihlangane
‪nikhulume nengane.

09:32.333 --> 09:34.500
‪Ulingisa ngenxa yenu nobabili.

09:35.166 --> 09:36.208
‪Yoh.

09:37.625 --> 09:39.666
‪Yoh, ngavele ngaphathiwa ikhanda. Hhayi.

09:40.208 --> 09:41.916
‪Nawe wenza kancane.

09:42.000 --> 09:43.916
‪Ngicela uphathe ugologo.
‪Nalento ayisayenzi lutho futhi.

09:44.000 --> 09:45.000
‪Hawu, suka!

09:47.375 --> 09:48.916
‪[uJonasi ebubula] Yini manje?

09:49.000 --> 09:50.416
‪[u-Essie, ocingweni] <i>‪Ngicela uze ekhaya.</i>

09:50.500 --> 09:52.583
<i>‪Ngiyacela. USarah uyakudinga.</i>

09:52.666 --> 09:53.666
‪[uJonasi] Yini?

09:53.750 --> 09:56.083
<i>‪Eish, angikwazi ukukhuluma</i>
<i>‪ngalokhu ngocingo.</i>

09:56.166 --> 09:57.916
<i>‪Ngizokuchazela uma usufikile.</i>

09:58.000 --> 10:00.000
‪Kulungile, ngiyeza.

10:00.583 --> 10:04.083
<i>‪Jonasi, ngiyacela ngempela ufike.</i>
<i>‪Ngiqinisile.</i>

10:04.166 --> 10:05.333
‪Angithi ngithe ngiyeza.

10:05.833 --> 10:07.125
<i>‪Kulungile.</i>

10:07.208 --> 10:08.375
‪Hawu.

10:10.666 --> 10:13.041
‪-[ucingo luyaphela]
‪-[uJoyce] <i>‪Nibahle nobabili. Yey?</i>

10:13.125 --> 10:17.125
‪-Bahle kakhulu.
‪-[izingane zibhibhidle]

10:17.708 --> 10:18.833
‪Yebo.

10:19.375 --> 10:23.291
‪Azikangcoliswa ububi balo mhlaba.

10:23.375 --> 10:24.708
‪Yebo.

10:25.666 --> 10:26.666
‪[ehleka]

10:27.708 --> 10:29.416
‪-[ingane iyakhala]
‪-[uJoyce ashushuzele]

10:30.125 --> 10:31.250
‪Joyce.

10:32.458 --> 10:33.833
‪[ngesiZulu] Kwenzakaleni ehlweni lakho?

10:37.500 --> 10:39.166
‪-Ntombi.
‪-[uNtombi] Ma?

10:39.250 --> 10:40.583
‪Awungene bandla.

10:42.125 --> 10:43.541
‪-Lalela.
‪-[uNtombi] Yebo, ma.

10:43.625 --> 10:45.041
‪Ngicela uthathe izingane.

10:45.125 --> 10:46.333
‪-Kulungile.
‪-[ateteme]

10:46.416 --> 10:49.291
‪-Woza no-Anti.
‪-Ngicela ubayise endlini yokudlala.

10:49.375 --> 10:50.833
‪-Yebo, mama.
‪-Kulungile.

10:50.916 --> 10:53.666
‪-Asambe. Woza no-Anti.
‪-[bateteme]

10:53.750 --> 10:55.791
‪-Ncese, ncese, mntanami. Ncese.
‪-[emthulisa]

10:55.875 --> 10:57.166
‪[uNtombi] Ncese, ntombazanami.

10:59.958 --> 11:01.791
‪[kudlala umculo wemizwa]

11:11.916 --> 11:13.041
‪Joyce.

11:16.958 --> 11:19.291
‪Uyaqala ukwenza lokhu selokhu ngamazi.

11:21.250 --> 11:23.708
‪Angazi, Matipa, uvele washintsha.

11:25.083 --> 11:26.416
‪Waphenduka isilwane.

11:26.500 --> 11:28.208
‪-[bebubula bobabili]
‪-Bekungathi ungenwe yidimoni.

11:29.583 --> 11:30.916
‪[aphefumule ngokuqhaqhazela]

11:34.583 --> 11:35.583
‪[ehogela]

11:38.791 --> 11:40.166
‪Matipa.

11:40.250 --> 11:41.333
‪[ekhala]

11:43.000 --> 11:44.708
‪-[edonsa umoya]
‪-Hewu, Nkosi yami.

11:48.416 --> 11:49.625
‪[ebhonga, ephefumula kanzima]

11:51.416 --> 11:52.916
‪[ehogela, equnga]

11:53.791 --> 11:55.625
‪UJonasi wenze lokhu?

11:58.583 --> 11:59.666
‪[ezipha ijazi]

12:00.666 --> 12:02.250
‪[ephefumulela phezulu]

12:02.333 --> 12:03.708
‪Ngentsimbi yebhande lakhe.

12:04.958 --> 12:06.000
‪[ehefuzela]

12:06.083 --> 12:08.916
‪[ngesiNgisi]
‪Lapho ngikhala kakhulu, wayeshaya kakhulu.

12:09.000 --> 12:10.041
‪[ukumemeza okubuthakathaka]

12:10.833 --> 12:14.375
‪[ngesiZulu] Kumele uye esibhedlela.
‪Hamba uyohlolwa kudokotela.

12:14.458 --> 12:16.375
‪Matipa, ulimele kakhulu.

12:17.708 --> 12:19.125
‪Angifuni ukuya esibhedlela.

12:20.166 --> 12:21.166
‪[ebubula]

12:21.791 --> 12:26.375
‪Joyce, akekho udokotela ongalungisa
‪lokhu akwenze kumina.

12:26.458 --> 12:28.125
‪-[uJoyce ebubula]
‪-[ehogela]

12:29.416 --> 12:30.625
‪[ekhala, ehogela]

12:35.708 --> 12:36.708
‪Joyce.

12:37.208 --> 12:38.958
‪Um… [elungisa umphimbo]

12:39.041 --> 12:44.166
‪Ngicela ukushiya u-Ashley noHayley nawe
‪amahora ambalwa?

12:44.250 --> 12:46.791
‪Kukhona izinto engifuna ukuyozilungisa.

12:48.041 --> 12:49.333
‪Akunankinga, sisi.

12:49.416 --> 12:51.458
‪Ngikutshelile ukuthi leli iyikhaya labo.

12:52.041 --> 12:53.291
‪Ngizobanakekela.

12:55.541 --> 12:58.500
‪Ngithumele u-Anti wabo ekhaya.

12:59.416 --> 13:00.583
‪Kuyezwakala lokho.

13:04.291 --> 13:05.541
‪Ngizokubona kamuva. [ephefumulela phezulu]

13:06.125 --> 13:07.333
‪-Kulungile.
‪-[kungqongqozwa emnyango]

13:07.416 --> 13:08.625
‪[uMagesh] Ko-ko.

13:09.125 --> 13:10.291
‪Joyce.

13:13.375 --> 13:14.458
‪[uMatipa ehogela]

13:17.166 --> 13:18.375
‪Uthe ngisheshe.

13:21.333 --> 13:23.500
‪-Magesh.
‪-Hmm?

13:23.583 --> 13:25.625
‪Sekuyiminyaka manje ngikwazi.

13:26.958 --> 13:28.500
‪Kuyo yonke leyo minyaka,

13:29.833 --> 13:32.875
‪uhlale umvikela umfowenu,

13:32.958 --> 13:35.041
‪ungifihlelela iqiniso.

13:35.708 --> 13:37.375
‪Ufuna kuze kufe umuntu?

13:38.958 --> 13:40.250
‪Ufuna kufe umuntu?

13:40.333 --> 13:42.833
‪Kumele kwenzekani ke emva kwalokhu?

13:43.500 --> 13:46.000
‪Ngife mina? Kufe uMatipa?

13:46.750 --> 13:48.083
‪Magesh.

13:49.125 --> 13:50.875
‪Uyindoda enjani?

13:54.375 --> 13:55.625
‪[u-Essie] <i>‪Jonasi? Kanti ukuphi?</i>

13:55.708 --> 13:57.625
‪Uthe uzobe usufikile
‪emahoreni amabili edlule.

14:00.250 --> 14:01.708
‪Hayibo, kade ngikulindile.

14:03.208 --> 14:04.416
‪USarah naye uyakudinga.

14:04.916 --> 14:07.625
‪Ngicela ungishayele.
‪Kumele ube lapha manje.

14:08.750 --> 14:10.125
‪[kudlala u-"Mdali"]

14:21.000 --> 14:23.250
‪-[ebubula] Asihambe.
‪-Siyaphi? Kwenzakalani?

14:23.333 --> 14:24.500
‪-Ngitshele.
‪-Asambe.

14:26.000 --> 14:28.291
‪-Ma.
‪-Sarah, woza.

14:38.250 --> 14:39.250
‪Bafo.

14:43.041 --> 14:46.083
‪[inyanga ebhonga]
‪Khulumani nami, boManzini.

14:46.708 --> 14:48.666
‪[ebhonga]

14:53.291 --> 14:56.250
‪Yebo, ngiyanizwa, Makhehla amakhulu.

14:56.833 --> 15:02.291
‪Uma ngibheka lana isimo,
‪bakhuluma ngezinkinga phakathi kwenu.

15:03.083 --> 15:04.125
‪[akhiphe umoya]

15:04.208 --> 15:05.291
‪Nenzani?

15:06.291 --> 15:07.333
‪Hmm?

15:09.750 --> 15:10.958
‪Kuyini konke lokhu?

15:11.875 --> 15:13.666
‪-Uyahamba, Jonasi.
‪-Angizwanga?

15:13.750 --> 15:16.375
‪Kuphelile phakathi kwethu.

15:16.458 --> 15:17.875
‪Akukho okuphelile. Umuzi wami lona.

15:17.958 --> 15:20.166
‪[inyanga] Amadlozi aphuma aveze izimfihlo.

15:20.750 --> 15:23.583
‪Lezimfihlo ezihamba zihambe bese
‪zihlala phezukwakho, ntombazane.

15:23.666 --> 15:28.416
‪Ngoba wena unikeza uthando
‪kumuntu ongena ndaba nawe.

15:29.041 --> 15:31.208
‪Bafo, uyabona ukuthi
‪udelela kanjani lomfazi?

15:31.291 --> 15:33.416
‪-Suka, Joyce.
‪-Yilokho ebengikhuluma ngakho.

15:34.708 --> 15:35.791
‪Lalela lapha.

15:37.333 --> 15:38.500
‪Umlimaze ngokwanele.

15:39.500 --> 15:41.625
‪-Umhlukumezile lomfazi.
‪-Angizwanga?

15:41.708 --> 15:43.000
‪Ungizwile.

15:43.083 --> 15:44.083
‪Hamba, ndoda.

15:44.166 --> 15:45.291
‪Nazoke.

15:45.375 --> 15:46.833
‪Thokoza, Makhosi.

15:46.916 --> 15:49.541
‪Yilapho nami ebengibona
‪ukuthi kunenkinga khona.

15:49.625 --> 15:52.416
‪Manje bengifisa vele
‪ukuthi uzosisiza ngaleyo nkinga leyo,

15:52.500 --> 15:54.958
‪kusuke lowo muthi, leso sichitho leso.

15:55.041 --> 15:56.833
‪-[ebhonga] Hhayi.
‪-[u-Essie] Thokoza.

15:56.916 --> 16:00.916
‪Ngokubona kwami, lengane ayithakathiwanga.

16:01.000 --> 16:05.166
‪Inkinga ukuthi uyise akamnaki.

16:09.916 --> 16:11.541
‪-[umculo uyaphela]
‪-Usulala nomfazi wami wena?

16:11.625 --> 16:12.666
‪Ungazongijwayela amasimba wena.

16:12.750 --> 16:14.708
‪Ngingakujwayeli amasimba?
‪Ulala nomfazi wami.

16:14.791 --> 16:15.791
‪[ngesiBhunu] Fusegi.

16:15.875 --> 16:17.958
‪-Uphusha bani?
‪-Ucabanga ukuthi uwubani?

16:18.041 --> 16:19.666
‪[enxapha] Ungangideleli.

16:19.750 --> 16:21.833
‪Hheyi. Bafo, ngiyeke!

16:21.916 --> 16:23.541
‪-Ngithe ngiyeke, Bafo.
‪-Phuma.

16:23.625 --> 16:25.208
‪-Bafo, ngizokuphumela ngempela, yezwa?
‪-Sekwanele.

16:25.291 --> 16:27.583
‪-Kwanele.
‪-Bafo, awungiyeke. Bafo.

16:27.666 --> 16:29.458
‪-Uzongilimaza.
‪-[ngesiBhunu] Fusegi.

16:29.541 --> 16:31.125
‪[ngesiZulu] Phuma lana, nja ndini.

16:31.208 --> 16:32.583
‪[isango liyavalwa]

16:32.666 --> 16:33.666
‪Bafo, wenzani?

16:33.750 --> 16:38.166
‪[inyanga] Into ezokusiza ke, ndodakazi,
‪ukuthi ubhekane nempilo yakho nqo.

16:38.250 --> 16:42.083
‪Angeke uze ulithole loluxolo
‪olidinga kubaba wakho.

16:45.208 --> 16:46.333
‪[uMagesh] <i>‪Sengiqedile ukukuvikela.</i>

16:46.916 --> 16:48.583
‪-[uJonasi] Uzozisola ngalento oyenzayo.
‪-[uMagesh] Kwanele.

16:48.666 --> 16:50.833
‪-[uMagesh] Ungijwayela kabi.
‪-[uJonasi] Bafo, uzozisola ngalokhu.

16:52.291 --> 16:54.583
‪-Bafo, wenzani?
‪-[uMagesh, ngesiBhunu] Fusegi.

16:54.666 --> 16:55.916
‪[uJonasi, ngesiZulu] Bafo, wenzani?

16:59.166 --> 17:02.250
‪Nina nobabili niyangidinga.

17:02.333 --> 17:04.541
‪-Aniyolutho ngaphandle kwami.
‪-[uMagesh] Hamba, ndoda!

17:05.125 --> 17:06.208
‪Joyce, wenzani?

17:07.000 --> 17:08.041
‪Bafo?

17:09.083 --> 17:10.458
‪Wenzani, Joyce?

17:11.458 --> 17:12.791
‪[ngesiBhunu] Fusegi, Jonasi.

17:14.166 --> 17:15.541
‪Ungivalela ngaphandle emzini wami?

17:15.625 --> 17:16.958
‪[uMagesh] Suka.

17:17.750 --> 17:19.000
‪[ehefuzela]

17:29.083 --> 17:32.250
‪[u-Essie] Uyazi, kwesinye isikhathi
‪ngiyacabanga ukuthi

17:32.833 --> 17:35.833
‪bekumele nje ngingabinazo iingane
‪ngoba ngiwumama obhedayo.

17:35.916 --> 17:37.958
‪-Mm-mmm.
‪-[kuvuleka umnyango wemoto]

17:38.041 --> 17:39.666
‪Ungakhulumi kanjalo, sthandwa sami.

17:39.750 --> 17:41.583
‪Ungumama olungile.

17:42.208 --> 17:43.416
‪MaQwabe.

17:43.500 --> 17:46.041
‪Awungilandele uFreedom lapho.
‪Umtshele azolanda ii--

17:46.125 --> 17:47.458
‪Ubukuphi?

17:48.916 --> 17:49.916
‪Kwenzakalani lapha?

17:51.333 --> 17:52.458
‪Kwenzakalani lapha?

17:53.083 --> 17:54.291
‪Uyangifebela, MaQwabe?

17:54.375 --> 17:56.583
‪-Heh! Ungazongijwayela.
‪-Ngingazokujwayela mina?

17:56.666 --> 17:58.791
‪Kunini ngikufonela ungaphenduli?

17:58.875 --> 18:02.250
‪Ubucabanga ukuthi kuzokwenzekani?
‪Jonasi, izidingo zami azifezwa.

18:02.333 --> 18:05.166
‪-Hhayi?
‪-Uma wena uhamba ulala nawo wonke umuntu,

18:05.250 --> 18:06.666
‪mina ngilale nobani? Hhayi.

18:06.750 --> 18:09.583
‪Ukitaziwa ulomfana lona
‪usuzokhuluma nami kanjalo?

18:09.666 --> 18:10.833
‪Uzophakama lana kumina?

18:10.916 --> 18:13.333
‪Futhi ungikitaza kamnandi kanjani.

18:13.416 --> 18:14.458
‪Ngizokushaya.

18:15.041 --> 18:16.125
‪Hheyi, hheyi.

18:17.625 --> 18:18.666
‪[uJonasi] Yeyi--

18:18.750 --> 18:20.375
‪[kudlala umculo othusayo]

18:24.500 --> 18:25.958
‪Umuzwile ukuthi utheni, angithi?

18:27.125 --> 18:28.958
‪Uthe uhambe lana endlini.

18:33.125 --> 18:35.000
‪[u-Essie] Hamba. Buyela kuJoyce.

18:36.166 --> 18:37.208
‪[u-Essie ehleka usulu]

18:46.041 --> 18:47.666
‪[uJonasi ehleka usulu]

18:52.750 --> 18:53.833
‪[enxapha]

18:57.541 --> 18:59.416
‪-Ngiyabonga, sithandwa sami.
‪-Ulungile, sthandwa sami?

19:03.541 --> 19:05.791
‪-[kukhale amaqhwagi]
‪-[kukhonkothe inja]

19:06.833 --> 19:08.791
‪[uMenzi] Ma, kwenzenjani?

19:09.625 --> 19:12.791
‪UNtombi uthe angize lapha, kuyaphuthuma.

19:13.333 --> 19:15.625
‪[uJoyce ebubula] Hewu.

19:17.375 --> 19:18.458
‪Yebo.

19:20.791 --> 19:22.500
‪Kwenzakaleni kuwena?

19:23.541 --> 19:25.666
‪[enxapha] Akunalutho.

19:26.625 --> 19:28.458
‪Umuntu engikhathazeke ngaye nguwena.

19:30.625 --> 19:32.416
‪UBaba wakho uhambile namuhla.

19:33.416 --> 19:36.500
‪Ngimxoshe kabisa endlini.

19:37.708 --> 19:38.750
‪Yini?

19:39.916 --> 19:41.958
‪Ma, sonke siyazi ukuthi kuzokwenzekalani.

19:42.833 --> 19:48.208
‪UBaba usazobuya futhi azokhuluma nawe,
‪nawe uthambe, udansele isiginci sakhe…

19:48.291 --> 19:49.583
‪-Mm-mmm.
‪-…umbuyise lana ekhaya.

19:49.666 --> 19:51.291
‪Lokho ngeke kwenzeke.

19:51.375 --> 19:52.541
‪Soze.

19:54.791 --> 19:56.958
‪Sekukuningi kakhulu okwenzakalile, Menzi.

19:59.458 --> 20:00.750
‪Ngiyakuzwa, Ma.

20:01.833 --> 20:03.583
‪-Sizolunga.
‪-[amawele aphikisana]

20:03.666 --> 20:04.666
‪[uNtombi] Kodwa, ma…

20:05.250 --> 20:08.333
‪Kanti uMa wabo ukuphi? Sengifuna
‪ukulungisela uNkazi manje ukuthi alale.

20:08.416 --> 20:09.708
‪Hawu.

20:09.791 --> 20:12.416
‪Kahleni. Bekufanele ngabe usebuyile manje.

20:12.916 --> 20:16.125
‪-Sekuphele isikhathi eside ehambile.
‪-[edayela]

20:16.208 --> 20:17.416
‪-[ingane iyakhala]
‪-[uMenzi] Musa ukukhala.

20:17.500 --> 20:20.083
‪Nangu ubhuti. Nangu ubhuti, uyezwa?

20:20.166 --> 20:21.666
‪-[uJoyce] Hawu.
‪-[edayela]

20:23.291 --> 20:24.666
‪[ngesiNgisi] <i>‪Sawubona, lo nguMatipa.</i>

20:24.750 --> 20:26.833
<i>‪Angitholakali okwamanje.</i>
<i>‪Ngicela ushiye umlayezo.</i>

20:26.916 --> 20:29.208
‪[ngesiZulu] Ucingo lwakhe
‪lungena ku-voicemail. Yoh.

20:29.791 --> 20:30.791
‪Yima. [elungisa umphimbo]

20:30.875 --> 20:33.083
‪-Nangu ubhuti.
‪-[uJoyce] Mlethe lana.

20:33.166 --> 20:35.666
‪-[ingane iyahleka]
‪-Yima, lusekhona ubisi lwabo, angithi?

20:35.750 --> 20:36.791
‪Yebo, lusekhona, mama.

20:36.875 --> 20:38.500
‪-Liyenze ke.
‪-[uMenzi] Iyintombazane.

20:38.583 --> 20:41.500
‪Ngizobheka ukuthi banawo yini amanabukeni.

20:41.583 --> 20:46.166
‪Hayi wena, uMa wakho akazi ngalesikhathi
‪kufanele ngabe usebuyile?

20:46.250 --> 20:50.125
‪Kahleni, kanti uMa wakho akazi ukuthi
‪makushona ilanga, ingane ifuna uMa wayo?

20:50.208 --> 20:52.000
‪-Hmm?
‪-Ungakhali, uyezwa?

20:52.083 --> 20:53.083
‪-[ingane iyakhala]
‪-[uJoyce ashushuzele]

20:53.166 --> 20:54.166
‪UMNTWANA

20:54.666 --> 20:56.333
‪-WeMa.
‪-[uJoyce] Sawubona, wena.

20:56.416 --> 20:58.875
‪-[uJoyce] Hmm?
‪-Kunencwadi ebhalelwe wena.

21:00.000 --> 21:01.000
‪Ibhalelwe mina?

21:01.083 --> 21:02.250
‪[uNtombi] Ngathi uMa wabo uyishiyile.

21:02.333 --> 21:03.916
‪-Letha lana.
‪-Kulungile.

21:05.791 --> 21:06.791
‪[ingane iyatetema]

21:08.708 --> 21:10.166
‪-[uMenzi] Hayibo. "Joyce othandekayo."
‪-Hmm?

21:11.083 --> 21:14.291
‪"Emuva kwazonke lezinto ezenzekile
‪phakathi kwami noJonasi,

21:14.958 --> 21:16.791
‪angisafisi ukuphinda ngimbone."

21:24.666 --> 21:27.375
‪-[Matipa] <i>‪Nginqume ukuqala kabusha.</i>
‪-[ekhala kakhulu]

21:28.333 --> 21:30.208
‪-<i>‪Ngiqale phansi konke.</i>
‪-[uMenzi] "Ngiqale phansi konke.

21:30.291 --> 21:31.541
‪-Kodwa…"
‪-[ukukhala kuyaqhubeka]

21:31.625 --> 21:34.791
‪[uMatipa] <i>‪Kodwa angeke ngikwazi ukuthi</i>
<i>‪ngiqale kabusha nabantwana bami.</i>

21:35.416 --> 21:36.416
‪Hayibo.

21:37.541 --> 21:39.416
‪-[uMatipa] <i>‪Ngicela ubanakekele.</i>
‪-"Ngicela ubanakekele."

21:41.666 --> 21:43.666
‪[uMatipa] <i>‪Ngiyazi baphephile uma benawe.</i>

21:45.250 --> 21:46.750
‪[ehogela]

21:46.833 --> 21:49.500
<i>‪Ngiyaxolisa ngakho konke. Matipa.</i>

21:51.500 --> 21:53.125
‪[ingane iyatetema]

21:55.500 --> 21:57.416
‪[kukhala ingane]

21:58.125 --> 21:59.833
‪Ungakhali, ungakhali.

22:02.708 --> 22:03.875
‪Matipa.

22:05.791 --> 22:06.958
‪[ekhala]

22:09.666 --> 22:10.958
‪[kudlala u-"Ukuthanda wena"]

22:11.041 --> 22:13.125
‪[ehogela, ephefumula ngokuqhaqhazela]

22:19.375 --> 22:20.375
‪[kukhala indandatho]

22:24.166 --> 22:25.333
‪[eqhubeka ekhala]

23:40.333 --> 23:45.333
‪Izinhlokwana zihunyushwe ngu:
‪Lusanda Makupula
