WEBVTT

00:06.166 --> 00:07.833
‪[kudlala umculo opholile]

00:25.000 --> 00:26.458
‪[kudlala i-"5 Alarm"]

00:26.541 --> 00:27.666
‪[uMenzi ehleka kancane]

00:29.291 --> 00:30.291
‪[Joyce, ngesiNgisi] Bese-ke?

00:31.458 --> 00:33.416
‪[ngesiZulu] Zenzani manje, Babakhe,
‪lezi zingane zakho?

00:34.375 --> 00:35.958
‪Ma kaMenzi, ngizoshaya umuntu.

00:36.041 --> 00:37.833
‪[abahambeli bephathi bayaxoxa, bayahleka]

00:39.208 --> 00:41.583
‪[umhambi wephathi ushaya ikhwela]

00:42.875 --> 00:44.125
‪[uMpume uyakhwehlela]

00:53.416 --> 00:56.208
‪[kudlala umculo onokuthula]

01:07.041 --> 01:08.500
‪-[kukhonkothe izinja]
‪-[kukhale amaqhwagi]

01:11.416 --> 01:13.541
‪[kudlala umculo othusayo]

01:27.708 --> 01:29.083
‪-[Jonasi] Lindani.
‪-[ehefuzela]

01:29.166 --> 01:30.875
‪[engingiza] Bab' Gomora.

01:30.958 --> 01:32.166
‪Uphuza utshwala bami?

01:32.666 --> 01:34.000
‪Bengi…

01:35.250 --> 01:38.166
‪[akhiphe umoya, angingize]
‪Bengingakwazi ukulala.

01:39.000 --> 01:41.666
‪Ngakho ngabona kuncono ukuthi
‪mhlawumbe ngithole into ezongilalisa.

01:41.750 --> 01:43.000
‪Ngiya… Ngiyaxolisa.

01:43.958 --> 01:45.125
‪Ngiyaxolisa.

01:45.208 --> 01:46.250
‪Mmm.

01:47.541 --> 01:48.541
‪Hmm.

01:49.250 --> 01:50.458
‪I-whiskey

01:51.208 --> 01:52.625
‪iyokwenza njalo.

01:52.708 --> 01:55.541
‪Iyokushaya ikuginqe phansi
‪ikufake ezingubeni.

01:58.750 --> 02:00.250
‪ISUSELWE KU-THE POLYGAMIST
‪KA-SUE NYATHI

02:00.333 --> 02:03.958
‪Nginogologo wangempela mina
‪endlini yami yokufundela.

02:04.541 --> 02:05.541
‪Woza.

02:08.750 --> 02:12.000
‪Uyabona ibhodlela elinjena
‪elicokeme kangaka,

02:12.500 --> 02:15.541
‪kumele uhlale phansi unabe.

02:16.458 --> 02:18.375
‪Linezinyaka engu-25
‪ligcinwe emiphongolweni.

02:19.208 --> 02:21.208
‪Ikhiqizwa khona le kubo-France.

02:21.791 --> 02:22.791
‪[ehleka kancane]

02:23.541 --> 02:24.833
‪Mmm.

02:24.916 --> 02:27.791
‪-[ekhwehlela]
‪-Awu, hhayi bo. Kahle, hhayi bo.

02:28.291 --> 02:29.791
‪-Usuyayokoza?
‪-Iyashisa.

02:29.875 --> 02:31.333
‪-[ehleka kancane]
‪-[ebhonga]

02:31.833 --> 02:32.958
‪Yebo.

02:34.458 --> 02:35.750
‪Yiphinde futhi.

02:37.375 --> 02:38.666
‪[ngesiNgisi] Kancane.

02:41.208 --> 02:42.625
‪[ngesiZulu] Ibambe lapho.

02:44.416 --> 02:45.875
‪Udlale ngayo emlonyeni.

02:47.083 --> 02:48.666
‪Udlale ngolimi.

02:50.625 --> 02:51.916
‪Gwinya ke.

02:55.375 --> 02:56.458
‪Hmm?

02:56.541 --> 02:58.250
‪Isiyashelela manje.

02:58.333 --> 02:59.458
‪Iyashelela.

02:59.541 --> 03:01.375
‪-Yebo.
‪-Awuzwe ke.

03:01.458 --> 03:04.333
‪Ungitshele ke
‪mase ufuna ngikuphinde futhi.

03:06.416 --> 03:07.875
‪Ngicela uyifake futhi.

03:07.958 --> 03:09.083
‪Hhe?

03:11.041 --> 03:12.166
‪Ngicela uyifake.

03:12.250 --> 03:14.083
‪-Ngiyifake?
‪-Yebo.

03:14.166 --> 03:15.500
‪Hhayi.

03:16.375 --> 03:17.708
‪Ayifakwa.

03:20.166 --> 03:21.583
‪Iyathelwa.

03:21.666 --> 03:23.375
‪[kudlala umculo ovusa amadlingozi]

03:25.666 --> 03:27.416
‪[kudlala umculo we-house]

03:28.541 --> 03:30.916
‪Habe, uphumaphi wena?

03:31.000 --> 03:32.041
‪Ngiphuma kwaMpume.

03:32.125 --> 03:34.125
‪Kuyokusiza ke, ntombi,
‪uma kuwukuthi uphuma kaMpume ngempela.

03:34.208 --> 03:37.750
‪Angifuni ingane ekhala endlini yami emva
‪kwezinyanga ezi-9 usukela manje. Uyezwa?

03:37.833 --> 03:39.083
‪Ngeke kube khona ingane.

03:39.166 --> 03:42.833
‪Angizokondla izingane zomphumela
‪wobudlelwano endlini yami.

03:42.916 --> 03:44.541
‪[Lindani] <i>‪Ngiyakuzwa, Ma.</i>
<i>‪Akekho umuntu ozomitha.</i>

03:44.625 --> 03:45.916
‪[Dolly, ngesiNgisi] Kuhle.

03:46.000 --> 03:47.250
‪[kukhala ucingo]

03:47.333 --> 03:51.416
‪MNU. J - INGABE UKE WADLA
‪OKUNOKUSHO?

03:52.208 --> 03:53.583
‪[ephefumulela phezulu]

04:07.708 --> 04:10.833
‪CHA, KODWA NGISANEZINSALELA
‪ZOKUNAMBITHA OKUHLE…

04:12.000 --> 04:13.333
‪[akhiphe umoya]

04:18.041 --> 04:19.125
‪[Lindani, ngesiZulu] Sawubona.

04:19.208 --> 04:20.541
‪[Jonasi] Sawubona.

04:20.625 --> 04:21.916
‪Awuzwe-ke.

04:22.833 --> 04:24.625
‪-Kuphelele.
‪-[ehleka kancane]

04:26.375 --> 04:28.125
‪[kudlala umculo wothando]

04:33.541 --> 04:34.750
‪[Jonasi] Mmm.

04:38.166 --> 04:39.916
‪Awusemuhle.

04:40.416 --> 04:41.416
‪[ehleka kancane]

04:41.500 --> 04:42.833
‪Ngiyabonga.

04:44.583 --> 04:48.541
‪Ngabe angikho muhle ukube
‪awungithengelanga le ngubo engiyigqokile.

04:48.625 --> 04:49.625
‪Awu?

04:50.416 --> 04:51.583
‪[ebhonga]

04:54.250 --> 04:55.541
‪Yinhle le ndawo. [ehleka kancane]

04:55.625 --> 04:56.916
‪Mmm.

04:57.000 --> 04:59.208
‪Uyazi, angikaze ngize ngithole umuntu

04:59.750 --> 05:02.708
‪obhukhe indawo yokudlela yonke nje.

05:02.791 --> 05:03.833
‪[ehleka kancane]

05:05.333 --> 05:06.500
‪Ngiyabonga.

05:07.083 --> 05:08.791
‪Ngiyathanda ukubaphatha kahle
‪abafazi bami.

05:10.375 --> 05:11.666
‪[ehleka kancane]

05:12.708 --> 05:14.375
‪-[ucingo luyakhala]
‪-[ethayipha]

05:16.333 --> 05:18.083
‪MNU. J - ANGIKWAZI UKUYEKA
‪UKUCABANGA NGAWE - LINDANI

05:18.166 --> 05:23.416
‪Uchwepheshe wewayini akachazanga
‪ukuthi lewayini idabuka kuphi.

05:24.791 --> 05:26.416
‪[enxapha] Livela endaweni

05:27.750 --> 05:30.458
‪enamatshe e-limestone,

05:30.541 --> 05:35.708
‪lena engena kumagilebhisi
‪iyenze lewayini ijule kangaka.

05:37.375 --> 05:39.666
‪-Mpume! Mpume, ngicela ucingo lwami.
‪-Mnu…

05:40.625 --> 05:43.500
‪-[Jonasi] Mmm.
‪-Wazi yonke into. [ehleka kancane]

05:44.291 --> 05:46.083
‪Kuningi engifuna ukwazi.

05:47.208 --> 05:51.208
‪-Ngifuna nje usondele kimi.
‪-[ehleka]

05:52.333 --> 05:55.083
‪[Mpume, ngesiNgisi] <i>‪"Angikwazi ukulinda</i>
<i>‪ukufaka izandla zami kumathanga akho."</i>

05:55.166 --> 05:58.083
‪[ngesiBhunu] Uyanyanyisa.
‪[ngesiZulu] Yini engathi indoda endala?

05:58.166 --> 06:01.875
‪-[ehleka]
‪-Akamdala. Ngibuyisele ucingo lwami.

06:02.458 --> 06:03.708
‪Uneminyaka emingaki?

06:05.666 --> 06:06.916
‪Uneminyaka engu-45 kuphela ubudala.

06:07.000 --> 06:08.500
‪Angizwanga?

06:08.583 --> 06:10.666
‪Yini? Hawu.

06:10.750 --> 06:11.750
‪Ngicela ucingo lwami, Mpume.

06:11.833 --> 06:15.750
‪-Abantu behlezi bengitshela ngabathathu…
‪-…ucansi lwabo?

06:15.833 --> 06:17.416
‪Uh-uh. [ehleka]

06:17.500 --> 06:19.333
‪Oh, oh, oh, oh.

06:20.083 --> 06:21.875
‪[ngesiNgisi] Izidlo ezintathu nezinhlanu.

06:21.958 --> 06:23.875
‪-Uh-huh.
‪-[ngesiZulu] Hhayi okuyisikhombisa.

06:24.541 --> 06:25.958
‪Lokho akulutho.

06:27.166 --> 06:30.625
‪Kukhona indawo engifuna
‪ukukuyisa kuyona eStellenbosch.

06:30.708 --> 06:32.083
‪-EKapa?
‪-EKapa.

06:32.166 --> 06:33.166
‪[ehleka kancane]

06:33.250 --> 06:37.750
‪Benza izidlo eziyi-11.

06:37.833 --> 06:40.208
‪[ekhuluma ngokungazwakali] Cha.
‪[ehleka kancane] Isisu sami besingaqhuma

06:40.291 --> 06:41.291
‪-ngokudla okungaka.
‪-Hewu.

06:41.375 --> 06:43.125
‪-Uyazi ukuthi yini ezoqhuma?
‪-Ini?

06:43.208 --> 06:45.833
‪-Uyazi ukuthi yini ezoqhuma? [ehleka]
‪-[ehleka]

06:46.458 --> 06:47.708
‪Ima manje, u-X?

06:49.125 --> 06:50.125
‪Hawu.

06:50.625 --> 06:52.666
‪[ngesiNgisi] Kuseyisiteji sokukhuluma.
‪Akukona okujulile.

06:52.750 --> 06:54.750
‪[ngesiZulu] U-X nami siyaphila. Hawu.

06:54.833 --> 06:56.250
‪Yini okhuluma ngayo
‪nomuntu oneminyaka engu-45?

06:56.333 --> 06:57.833
‪Isiteji sokukhuluma? Thatha ucingo lwakho.

06:57.916 --> 07:01.250
‪Angazi ukuthi kuyini,
‪kodwa ngithanda indlela ohlupha ngayo.

07:01.333 --> 07:03.375
‪Angikaqali nokuqala.

07:03.458 --> 07:05.625
‪Nayi into ongake uyibone. Thatha lana.

07:05.708 --> 07:07.583
‪Uh-huh. Ufake la.

07:09.666 --> 07:11.583
‪[ebubula, emunca]

07:11.666 --> 07:13.166
‪Uyabona ungenzani?

07:14.083 --> 07:17.041
‪-[ehleka, ehefuzela]
‪-Uyezwa? Uyayizwa into ongenza yona?

07:18.083 --> 07:21.458
‪Iphi incwadi ye-LO? Uyazi, LO.

07:21.541 --> 07:23.750
‪Masifunde ngezinto ezibucayi.

07:25.750 --> 07:26.875
‪[ehleka kancane]

07:27.458 --> 07:29.083
‪[ehleka kancane]
‪Mnumzane Gomora, hhayi bo.

07:29.166 --> 07:31.583
‪Uh-uh, uh-uh, uh-uh.

07:32.750 --> 07:34.250
‪Ngibize ngo-J.

07:35.791 --> 07:37.333
‪Ngibize ngo-J.

07:38.583 --> 07:39.875
‪[ephefumulela phezulu]

07:41.125 --> 07:43.000
‪-[Lindani] S'thandwa.
‪-[Xolani] Hmm?

07:43.083 --> 07:44.250
‪[Lindani] Awungitshele nje.

07:44.333 --> 07:48.041
‪Ukuphuphe ukuthi mina nawe
‪siyohamba la eSoweto

07:48.125 --> 07:49.458
‪siyohlala ezindaweni ezingcono?

07:50.875 --> 07:53.500
‪Awu yebo. Sizofika kuleso sikhathi.

07:54.083 --> 07:57.000
‪Sizoya ezindaweni zokudlela zikanokusho.

07:57.083 --> 08:01.208
‪Sizobhukha yonke indawo yokudlela,
‪mina nawe kuphela.

08:01.291 --> 08:03.625
‪Siphuze amawayini ahlukahlukene.

08:03.708 --> 08:05.416
‪Sidle ukudla onezigaba ezi-11.

08:06.000 --> 08:08.125
‪Bese sibuyela endlini
‪engenaso ngisho nesinkwa?

08:09.125 --> 08:11.416
‪Hhayi. Lokho akunangqondo.

08:11.500 --> 08:14.333
‪Hhayi, s'thandwa, ngibona ngathi nje
‪awufuni ukuphupha.

08:14.416 --> 08:16.750
‪Awufuni sihambe eSoweto?

08:16.833 --> 08:19.083
‪Ngazalelwa lapha.
‪Angeke ngize ngiphelele la.

08:19.166 --> 08:23.125
‪Engikushoyo wukuthi, ungaziqhathanisi
‪nezingane ezicebile esikoleni.

08:23.708 --> 08:24.791
‪Kusekhaya lana.

08:26.791 --> 08:30.916
‪Awufuni yini ukuthi sibe nomuzi enechibi
‪ukuze sikwazi ukubhukuda uma kushisa?

08:31.000 --> 08:32.750
‪Sihlale ku-penthouse?

08:33.916 --> 08:35.500
‪Siphuze iwayini.

08:37.958 --> 08:40.916
‪[Mpume] Superstar, mina ngiphethe wena.

08:41.000 --> 08:42.791
‪Kanti ngubani mina?

08:42.875 --> 08:44.666
‪Angikutshelanga ukuthi ngizoyiyenza lento?

08:44.750 --> 08:47.208
‪Ngiyiqhawe phela mina. [ehleka kancane]

08:47.291 --> 08:48.958
‪Ngizokulethela isiphuzo sakho.

08:51.625 --> 08:52.625
‪J.

08:52.708 --> 08:54.000
‪J wani?

08:55.041 --> 08:56.125
‪[edonsa umoya kakhulu]

08:56.208 --> 08:57.333
‪Ugqoke kanje?

08:58.125 --> 09:00.041
‪-Ugqoke kanje emzini wami?
‪-[ephefumula ngokuqhaqhazela]

09:00.625 --> 09:02.500
‪Akuwona umuzi wakho kuphela.

09:02.583 --> 09:03.875
‪Umuzi ka Mam' Joyce.

09:03.958 --> 09:06.458
‪Uma engena lana esifica, uthi athini?

09:06.541 --> 09:08.250
‪Ukhuluma nobani kanjalo?

09:08.333 --> 09:10.416
‪Angisiye untanga wakho mina.

09:10.916 --> 09:13.333
‪Ngiyaxolisa ngokukudelela.

09:13.416 --> 09:14.875
‪Ukuthi nje…

09:15.458 --> 09:17.625
‪[engingiza] …ngesaba.

09:18.958 --> 09:20.166
‪Ungesabi.

09:20.250 --> 09:21.958
‪Wesabani?

09:22.041 --> 09:23.041
‪Huh?

09:23.125 --> 09:26.458
‪-[ephefumulela phezulu, ebhonga]
‪-Ungatatazeli.

09:27.250 --> 09:28.791
‪Ungathuki.

09:29.875 --> 09:31.250
‪Ungathuki.

09:32.916 --> 09:34.583
‪Siyaxoxa nje.

09:35.500 --> 09:36.750
‪Angithi?

09:36.833 --> 09:37.833
‪Yebo.

09:37.916 --> 09:39.041
‪Yebo.

09:41.333 --> 09:43.791
‪-Hheyi madoda.
‪-[ephefumula ngokuqhaqhazela]

09:44.875 --> 09:45.916
‪[Lindani ebhonga]

09:48.041 --> 09:49.333
‪[ehleka kancane]

09:52.666 --> 09:53.666
‪[ephefumulela phezulu]

09:55.791 --> 09:56.791
‪[Lindani ebhonga]

09:58.375 --> 10:00.000
‪-[ebhonga]
‪-Yebo?

10:02.958 --> 10:04.000
‪Lalela.

10:05.000 --> 10:06.791
‪Ngiya eThekwini maduze.

10:07.958 --> 10:12.041
‪Ngingathanda ukuthi ungiphelezele.

10:13.333 --> 10:14.500
‪Um…

10:16.291 --> 10:20.916
‪-[engingiza] Ngingathanda ukukuphelezela.
‪-Ngempela?

10:21.000 --> 10:22.000
‪Angikaze ngiye eThekwini.

10:22.083 --> 10:23.083
‪-Awukaze?
‪-Yebo.

10:23.166 --> 10:24.833
‪[ngesiNgisi] Kulungile.
‪[ngesiZulu] Awuzwe ke.

10:24.916 --> 10:26.166
‪Lalela.

10:26.666 --> 10:27.958
‪Ngimdala mina.

10:29.125 --> 10:30.416
‪Nawe usukhulile, angithi?

10:30.916 --> 10:31.916
‪Yebo.

10:32.000 --> 10:35.791
‪Asiyi lapho ukuyodlala omacashelana
‪noma ikati negundane, angithi?

10:36.708 --> 10:39.458
‪Hhayi bo, angeke sidlale umacashelana.

10:39.541 --> 10:41.083
‪-Angeke?
‪-Yebo.

10:43.166 --> 10:44.291
‪[umnyango uvaleke ngamandla]

10:47.458 --> 10:49.458
‪-Mmm.
‪-[uMenzi evungama]

10:49.541 --> 10:51.875
‪Hhayi-ke, ngiyabonga ngejusi, Mnu. Gomora.

10:51.958 --> 10:54.166
‪-Hhayi, kulungile.
‪-Menzi.

10:54.250 --> 10:55.625
‪-[ngesiNgisi] Sawubona.
‪-Sawubona.

10:59.125 --> 11:00.208
‪[uMenzi ehleka kancane]

11:00.958 --> 11:02.000
‪[ngesiZulu] Baba.

11:02.083 --> 11:03.500
‪Ndodana.

11:03.583 --> 11:05.000
‪-Yebo.
‪-Mmm.

11:05.666 --> 11:07.083
‪[Mpume] Ngiyethemba uphethe yonke into.

11:07.166 --> 11:09.125
‪Ungakhohlwa idokhumenti yakho kamazisi.

11:10.166 --> 11:11.375
‪[ehleka kancane]

11:13.500 --> 11:14.875
‪-[ebabaza]
‪-[kudlala umculo ojabulisayo]

11:14.958 --> 11:16.916
‪-[ehleka kancane]
‪-Hhayi! Ngiyabonga mina.

11:17.000 --> 11:19.833
‪-Ngiyabonga, mngane, ngokungilanda.
‪-[umculo uyama]

11:20.333 --> 11:23.708
‪Uqinisekile ukuthi akasizakali ngawe?

11:23.791 --> 11:25.166
‪Usizakale kubani?

11:25.250 --> 11:28.083
‪Kumina? Mpume, ungihambisa eholidini.

11:28.166 --> 11:30.958
‪Lo muntu uyangithanda, uyangihlonipha.

11:31.041 --> 11:32.666
‪[elingisa uLindani]
‪Uyangithanda futhi uyangihlonipha.

11:32.750 --> 11:36.000
‪[izwi elivamile] Uma "ephelele,"
‪kungani ejola nentombazane encane?

11:36.833 --> 11:40.208
‪Mpume, uzokuqonda uma usukhulile.

11:40.291 --> 11:42.250
‪Uma usungumuntu owesifazane ophelele.

11:43.125 --> 11:44.416
‪Angifuni ukuqonda.

11:44.500 --> 11:46.666
‪-Rha.
‪-Kudliwani ke eThekwini?

11:46.750 --> 11:47.750
‪[ngesiNgisi] Konke.

11:47.833 --> 11:50.291
‪-Mmm. Mmm?
‪-[ngesiZulu] Futhi ngiqonde konke.

11:50.375 --> 11:53.416
‪Kukhona indlu yeholide
‪uBaba ajwayele ukusiyisa kuyona.

11:53.500 --> 11:54.833
‪Ubaba wakho unendlu yeholide?

11:54.916 --> 11:56.208
‪Angikutshelanga?

11:56.291 --> 11:58.208
‪-[umculo uyaqhubeka]
‪-Cha.

11:58.750 --> 11:59.791
‪Awukaze ungitshele.

11:59.875 --> 12:00.916
‪[kudlala i-"Imoto"]

12:09.208 --> 12:10.333
‪[ehefuzela]

12:10.416 --> 12:11.875
‪Kwaze kwakuhle.

12:13.125 --> 12:14.250
‪Mmm.

12:14.750 --> 12:17.791
‪-[akhiphe umoya] Kuhle. [egigitheka]
‪-Mmm.

12:20.833 --> 12:22.125
‪Ngathi ngisezulwini.

12:22.208 --> 12:23.958
‪-Hawu.
‪-[egigitheka]

12:24.041 --> 12:25.291
‪Yilapho esiya khona.

12:25.375 --> 12:26.375
‪Hmm?

12:29.708 --> 12:30.833
‪[ehleka kancane]

12:30.916 --> 12:32.916
‪Ake ngibone ukuthi kukhonani ngaphandle.

12:38.291 --> 12:40.541
‪Hawe ma. Kuhle ngempela lana.

12:40.625 --> 12:42.500
‪[ehleka]

12:44.708 --> 12:47.041
‪-[ephefumulela phezulu]
‪-[Jonasi] Yebo. Asiyobhukuda. Asambe.

12:47.125 --> 12:48.125
‪[iinyoni zasolwandle ziyachwaza]

12:54.583 --> 12:55.625
‪Hhayi-bo.

12:56.166 --> 12:57.375
‪Phuma lapho.

13:02.791 --> 13:04.166
‪[Lindani ehleka kancane]

13:07.291 --> 13:09.083
‪Uxolo. Abesamnandi amanzi.

13:09.166 --> 13:10.500
‪Shiya amanzi.

13:11.125 --> 13:15.041
‪Woza ukhethe ongathanda ukukudla
‪kusuka kumenyu.

13:15.666 --> 13:16.666
‪[ephefumulela phezulu]

13:18.583 --> 13:20.000
‪[Mpume] <i>‪Mmm…</i>

13:20.083 --> 13:22.375
<i>‪Indlu yeholide iza nompheki okhethekile.</i>

13:22.458 --> 13:24.083
‪Wangitshela ngale bhega.

13:24.166 --> 13:28.500
‪[ngesiNgisi]
‪Ibizwa ngokuthi, um, Wagyu ene-foie gras.

13:28.583 --> 13:30.958
‪[ngesiZulu]
‪Ine-foie gras? Iyini i-foie gras?

13:31.041 --> 13:32.333
‪-IsiFulentshi.
‪-Hmm?

13:33.250 --> 13:35.291
‪-Oh, sengiyazi ukuthi ngifuna ukudla ini.
‪-Oh?

13:35.791 --> 13:40.208
‪Ingabe banayo i-Wagyu bhega
‪ene-foie gras kumenyu?

13:40.291 --> 13:42.500
‪Wazini ngamabhega e-Wagyu?

13:42.583 --> 13:44.375
‪Futhi nge-foie gras? [ehleka kancane]

13:44.458 --> 13:47.166
‪-Phela ngiyazazi into.
‪-Oh?

13:50.166 --> 13:51.791
‪IMENYU

13:51.875 --> 13:57.666
‪Uyazi ukuthi kulemenyu lena,
‪kukhona okuningi okudliwayo

13:57.750 --> 13:59.708
‪ngaphezu kwamabhega nje.

14:01.666 --> 14:03.625
‪-Ngiyabona.
‪-Mmm.

14:04.166 --> 14:05.833
‪Manje yini ozoyidla njengesiqalo?

14:06.958 --> 14:08.583
‪Okokuqala?

14:10.291 --> 14:11.875
‪[ehleka kancane]

14:11.958 --> 14:13.541
‪[kudlala umculo oshubile]

14:14.791 --> 14:18.791
‪Ngiyabona kunombila omnandi lapha.
‪Mhlawumbe…

14:18.875 --> 14:19.916
‪[ehleka usulu]

14:20.666 --> 14:21.833
‪Oh.

14:29.166 --> 14:30.541
‪[Lindani] Ungakhathazeki.

14:31.625 --> 14:34.041
‪Yonke into izohamba kahle namuhla.

14:34.708 --> 14:36.666
‪Uwena uGomora phela.

14:36.750 --> 14:38.333
‪Wenza izinto zenzeke.

14:40.958 --> 14:42.208
‪[ehleka usulu]

14:43.708 --> 14:44.708
‪[ehleka kancane]

14:54.750 --> 14:56.000
‪[uLindani ehleka kancane]

14:59.708 --> 15:01.000
‪[ehleka kancane]

15:01.083 --> 15:02.750
‪Hamba noma uzofika sekwephuzile.
‪[ehleka kancane]

15:04.208 --> 15:05.458
‪[ehleka kancane]

15:12.000 --> 15:13.666
‪[umnyango uyavuleka]

15:14.333 --> 15:16.708
‪-[umnyango uyavaleka]
‪-[eklewula, ehleka]

15:16.791 --> 15:18.916
‪[kudlala i-"iMali"]

15:21.916 --> 15:23.541
‪[ehleka kancane]

15:25.291 --> 15:26.416
‪Oh.

15:33.041 --> 15:34.750
‪J UTHANDA L

15:56.583 --> 16:00.416
‪XOLANI - X
‪UCINGO OLUNGENAYO - SWAYIPHA UZE UPHENDULE

16:00.500 --> 16:01.958
‪[kukhala ucingo]

16:20.958 --> 16:22.125
‪-[umculo uyaphela]
‪-Lalela.

16:29.875 --> 16:31.083
‪[uLindani akhiphe umoya]

16:32.833 --> 16:34.750
‪Awugigqokele la.

16:37.291 --> 16:39.000
‪Awugigqokele lokhu.

16:39.083 --> 16:40.375
‪Awu, kodwa leli panty--

16:40.458 --> 16:42.250
‪Hamba uyogqoka.

16:43.875 --> 16:45.333
‪Awufuni ukungijabulisa?

16:45.416 --> 16:46.583
‪Hmm?

16:47.791 --> 16:49.541
‪Awufuni ukujabulisa uBaba?

16:50.666 --> 16:51.666
‪Ngiyafuna.

16:52.250 --> 16:53.250
‪Hamba ke.

16:57.041 --> 16:58.041
‪[ephefumulela phezulu]

17:01.833 --> 17:03.416
‪[kudlidliza ucingo]

17:19.541 --> 17:20.666
‪Uyayithanda?

17:26.416 --> 17:27.791
‪Woza la.

17:29.583 --> 17:30.958
‪Woza la.

17:38.291 --> 17:40.458
‪[bephefumulela phezulu bobabili]

17:43.958 --> 17:45.166
‪Yini leyo?

17:47.750 --> 17:48.875
‪Oh.

17:50.416 --> 17:51.458
‪Hhayi.

17:51.958 --> 17:54.208
‪Yizinto engifuna sidlale ngazo.

17:55.083 --> 17:59.375
‪Kodwa phela kuya ngokuthi
‪wena awunankinga ngalokho.

18:07.041 --> 18:08.750
‪Uma usufuna ngime,

18:09.875 --> 18:11.291
‪ngizoma.

18:16.333 --> 18:17.333
‪Usukulungele?

18:17.416 --> 18:18.416
‪[Lindani] Yebo.

18:18.500 --> 18:23.208
‪Umdlalo nje engifuna sidlale ngawo.

18:23.291 --> 18:24.583
‪[Lindani] Yebo.

18:24.666 --> 18:25.916
‪[Lindani ebubula]

18:26.666 --> 18:28.541
‪[bephefumulela phezulu bobabili]

18:44.541 --> 18:48.375
‪[Lindani] <i>‪Mpume,</i>
<i>‪imilenze yami yayilokhu isemoyeni njalo.</i>

18:48.458 --> 18:51.000
‪-[bexoxa]
‪-Ngahamba lana eSoweto ngiyintombazane.

18:51.083 --> 18:53.833
‪Ngabuya sengingowesifazane ophelele.

18:54.500 --> 18:56.500
‪-Ima kancane, unesisu esikhulu…
‪-[ekhipha umoya]

18:56.583 --> 18:59.083
‪-…esifihla umshini wakhe?
‪-Cha, cha, cha. Umshini wakhe?

18:59.166 --> 19:05.958
‪Umshini wakhe uyazi ukuthi uyasebenza?
‪Ekuseni, emini, ebusuku.

19:06.041 --> 19:09.250
‪Ngakho ifoni yakho iyasebenza?
‪Ubungigwema impelasonto yonke.

19:09.333 --> 19:10.833
‪-Nginike ucingo lwami.
‪-Awume kancane.

19:10.916 --> 19:13.208
‪-Bengingakuzibi.
‪-[ngesiBhunu] Fusegi, Lindani.

19:13.750 --> 19:15.500
‪-[ngesiZulu] Xolani, ngicela--
‪-Usungijwayela amasimba.

19:15.583 --> 19:17.125
‪Ucabanga ukuthi ngiyisilima.

19:17.208 --> 19:20.208
‪Angikujwayeli amasimba. Kade ngikaMpume
‪impelasonto yonke senza umsebenzi.

19:20.291 --> 19:22.583
‪Fusegi ngomsebenzi.
‪Ake sibone ukuthi ubukhuluma nobani.

19:22.666 --> 19:24.625
‪-Xolani, ngicela ucingo lwami.
‪-Yima nje, yima kancane.

19:26.000 --> 19:27.208
‪Xolani!

19:32.375 --> 19:33.541
‪Xolani.

19:35.791 --> 19:36.791
‪U-ASHLEY NO-HAYLEY GOMORA

19:36.875 --> 19:38.083
‪[Lindani] Nginento ekufanele.

19:38.166 --> 19:42.041
‪-Ake ngikukhiphele…
‪-[ekhuluma ngokungazwakali] Hhayi-bo.

19:42.125 --> 19:43.833
‪Uhamba uphethe iphenti esikhwameni?

19:43.916 --> 19:47.125
‪Uma uya kuBonginkosi ugqoke lokhu…

19:50.000 --> 19:52.000
‪Futhi ke, mantombazane,
‪into eningayazi nina,

19:52.083 --> 19:54.875
<i>‪ukuthi uma ungalali nendoda, ngeke ihlale.</i>

19:54.958 --> 19:56.333
‪[baqume bobabili]

19:56.416 --> 19:58.166
‪[Mpume] Ngeke uBongs angikhohlise.

19:59.000 --> 20:00.416
‪Akafani nje noBaba.

20:00.500 --> 20:02.500
‪[Lindani ehleka] Cha, uqinisile.

20:03.083 --> 20:04.833
‪Ubaba wakho ngokunye.

20:04.916 --> 20:08.666
‪-[bequma]
‪-[ephefumulela phezulu]

20:08.750 --> 20:10.916
‪[ukuhlanza]

20:13.000 --> 20:14.333
‪-[Mpume] Lindani.
‪-[ehlanza]

20:16.208 --> 20:17.708
‪I-MEDIC +

20:17.791 --> 20:19.208
‪[Xolani] Eyami?

20:19.916 --> 20:22.541
‪Ungangibuza kanjani lokho?

20:23.208 --> 20:25.875
‪Ucabanga ukuthi angiziboni lezindlela
‪zakho ezingacacile ohlezi uzihamba?

20:27.333 --> 20:29.166
‪Angithi uhlezi ukwaMpume
‪njalo ngempelasonto.

20:31.041 --> 20:33.208
‪Ngizama ukuyicabangisisa yonke into.

20:39.250 --> 20:44.375
‪Buka, kubo bonke abantu abangaziyo,
‪uwena owaziyo ukuthi ngiyindoda enjani.

20:44.958 --> 20:46.083
‪Ngiyazi.

20:46.791 --> 20:49.041
‪Futhi uma kumele ngiyinakekele lengane,
‪ngizoyinakekela.

20:50.375 --> 20:52.500
‪Ngidinga nje ukuthi ungibheke emehlweni

20:53.500 --> 20:56.125
‪futhi ufunge impilo kamama wakho
‪ukuthi ngeyami.

20:57.666 --> 20:58.791
‪Ngiyacela.

21:00.708 --> 21:02.791
‪Kungaba ingane kabani omunye?

21:05.791 --> 21:06.791
‪[akhiphe umoya]

21:13.583 --> 21:15.708
‪Ngethemba ukuthi lokho kudla
‪kwezigaba ezi-11 bekufanele.

21:16.333 --> 21:17.916
‪-Xolani.
‪-Mm-mmm.

21:19.541 --> 21:21.583
‪ITHAVENI KA SIS DOLLY

21:27.541 --> 21:30.416
‪-[Jonasi] Musa ukukhala. Musa ukukhala.
‪-[Lindani ekhala]

21:31.416 --> 21:36.250
‪Uyazi, ingane iyisibusiso.

21:37.125 --> 21:41.333
‪Noma ngabe isimo simapeke kanjani.

21:42.375 --> 21:45.583
‪Uh-uh. Uh-uh. Uh-uh. Uh-uh.

21:47.791 --> 21:49.625
‪Angifuni ukuphinde ngikubone ukhala.

21:50.875 --> 21:52.958
‪Sizokulungisa.

21:55.666 --> 21:57.166
‪Sizokulungisa kanjani?

21:58.166 --> 21:59.291
‪Bheka.

22:00.958 --> 22:04.083
‪Ngizokutholela umzanyana
‪ukukusiza ngengane.

22:04.666 --> 22:06.958
‪Ukuze ukwazi ukuqhubeka nesikole.

22:07.583 --> 22:09.166
‪Hhayi, uzobona kuzolunga.

22:10.583 --> 22:12.166
‪Yisibusiso lesi.

22:12.916 --> 22:14.000
‪Hmm?

22:17.041 --> 22:19.125
‪[i-tape iyahlehlisa]

22:19.750 --> 22:21.875
‪[kudlala i-"Me & the OG"]

22:27.375 --> 22:29.250
‪Ungilethe eklabhini?

22:30.166 --> 22:31.416
‪[ehleka kancane]

22:33.125 --> 22:35.666
‪Bengifuna ukukumangaza…

22:35.750 --> 22:38.250
‪-Hewu.
‪-…ngoba uhlezi ungenzela izinto ezinhle.

22:40.333 --> 22:41.500
‪[ehleka kancane]

22:42.000 --> 22:43.708
‪Yazi wena uyasangana.

22:45.041 --> 22:46.791
‪-Ngiyasangana?
‪-Yebo.

22:48.375 --> 22:49.833
‪Uqonde ukuthini ukuthi ngiyasangana?

22:51.250 --> 22:52.250
‪Hmm?

22:52.333 --> 22:53.875
‪Yini, awuboni wena?

23:01.583 --> 23:02.583
‪Cha.

23:06.750 --> 23:08.583
‪[kudlala umculo we-hip-hop]

23:20.708 --> 23:21.916
‪[ehleka kancane]

23:29.958 --> 23:31.583
‪[ehefuzela]

23:32.375 --> 23:34.250
‪[equma]

23:40.541 --> 23:42.458
‪-[kudlala umculo othusayo]
‪-[kusondela izinyathelo]

23:56.583 --> 23:58.333
‪-[equma]
‪-[ekhwehlela]

24:00.875 --> 24:04.291
‪[uMenzi ephefumulela phezulu]

24:07.833 --> 24:09.875
‪[Jonasi] <i>‪Uyintombazane elungile.</i>

24:10.541 --> 24:11.625
‪Yebo.

24:13.708 --> 24:15.458
‪Eyi, nawe wadlala kancane.

24:18.166 --> 24:20.750
<i>‪Ayi, uyinyoni nawe, mfana wami.</i>

24:20.833 --> 24:21.916
‪Huh?

24:22.750 --> 24:24.250
‪Ulahla into enjena?

24:25.791 --> 24:27.250
‪[ephefumulela phezulu]

24:28.458 --> 24:30.791
‪[Menzi]<i>‪ Kukhona umuntu ahlekisana naye.</i>

24:30.875 --> 24:34.458
‪Lalela, kuye kushiwo…
‪Konje kuthiwani, bafo?

24:34.541 --> 24:36.916
‪[bobabili] Umuntu uthathiwa emuntwini.

24:37.000 --> 24:39.458
‪-[Jonasi]<i>‪ Impela.</i>
‪-[Magesh] <i>‪Mthathe kuye.</i>

25:59.583 --> 26:04.583
‪Izinhlokwana zihunyushwe ngu:
‪Lusanda Makupula
