WEBVTT

00:00:06.166 --> 00:00:08.041 align:center
‪[kucindezelwe izinombolo zocingo]

00:00:08.625 --> 00:00:10.041 align:center
‪-[lukhale ucingo]
‪-[kukhale ama-alamu]

00:00:16.541 --> 00:00:19.416 align:center
‪[ngesiZulu] <i>‪UJonasi Gomora lo.</i>
<i>‪Shiya umlayezo, ngizobuye ngikuthinte.</i>

00:00:19.500 --> 00:00:20.541 align:center
‪[kudlale umculo oshubisayo]

00:00:20.625 --> 00:00:23.625 align:center
‪Ngifuna uze la esibhedlela.

00:00:24.375 --> 00:00:26.041 align:center
‪-Manje.
‪-[Magesh] Skwiza.

00:00:26.125 --> 00:00:27.791 align:center
‪Ngivele ngagxuma nje uma ngizwa ngo-Essie.

00:00:28.375 --> 00:00:30.333 align:center
‪U-Essie muphi lo okhuluma ngaye, Magesh?

00:00:34.125 --> 00:00:35.958 align:center
‪Lo oshade naye ongumfazi wakho?

00:00:37.083 --> 00:00:39.125 align:center
‪Awuyeke ukuzenzisa, Magesh.

00:00:39.916 --> 00:00:40.916 align:center
‪Hhe?

00:00:42.083 --> 00:00:45.208 align:center
‪USarah ukhulumile yonke into.

00:00:50.541 --> 00:00:52.500 align:center
‪Wena njalo uma ungibona

00:00:53.291 --> 00:00:55.583 align:center
‪uthi "skwiza, skwiza" kimina,

00:00:57.125 --> 00:00:59.416 align:center
‪kahle-hle kusuke kunguskwiza wokunuka.

00:01:02.208 --> 00:01:03.250 align:center
‪[ahleke usulu]

00:01:06.291 --> 00:01:08.625 align:center
‪[ngesiNgisi] Ungiphendule inhlekisa.

00:01:14.375 --> 00:01:15.666 align:center
‪[ahefuzele]

00:01:37.625 --> 00:01:40.375 align:center
‪[ngesiZulu] Yazi, bengithi lento eyenziwa
‪ubaba noMatipa ayilungile, kodwa lokhu?

00:01:40.458 --> 00:01:42.625 align:center
‪-[anxaphe]
‪-[Mpume] Ngisho noNkulunkulu ngeke axole.

00:01:42.708 --> 00:01:44.125 align:center
‪[uJonasi esamncane] <i>‪Othi ngikusize la.</i>

00:01:47.875 --> 00:01:49.250 align:center
‪-[uJoyce esamncane] Awu, bhuti.
‪-Skwiza.

00:01:49.333 --> 00:01:50.666 align:center
‪Nahlanganaphi?

00:01:50.750 --> 00:01:52.958 align:center
‪-Kudala eSoweto.
‪-Enxanxatheleni yezitolo e-Sandton.

00:01:53.041 --> 00:01:56.041 align:center
‪[uMagesh esamncane]
‪Ukuqala kwethu ukwazana sasiyizingane.

00:01:57.750 --> 00:01:59.041 align:center
‪Joyce, mntanami.

00:02:00.416 --> 00:02:01.458 align:center
‪Kwanele.

00:02:02.875 --> 00:02:04.791 align:center
‪Uzokubulala lo mshado.

00:02:05.500 --> 00:02:06.541 align:center
‪[Essie] Joyce!

00:02:07.625 --> 00:02:08.750 align:center
‪Joyce!

00:02:09.250 --> 00:02:11.166 align:center
‪WeJoyce. Joyce!

00:02:13.458 --> 00:02:14.458 align:center
‪Oh.

00:02:15.375 --> 00:02:16.375 align:center
‪[ahefuzele]

00:02:19.125 --> 00:02:20.250 align:center
‪Essie.

00:02:22.875 --> 00:02:26.291 align:center
‪Naze nanesibindi bo ngokuzovela lapha
‪nina nobabili.

00:02:26.958 --> 00:02:29.041 align:center
‪USarah akanacala.

00:02:29.916 --> 00:02:32.708 align:center
‪-Nawe uyazi umsulwa kuyo yonke le--
‪-Doti.

00:02:33.500 --> 00:02:35.875 align:center
‪Ungalinge nje ukhulume
‪lowo doti wena kimina.

00:02:36.500 --> 00:02:37.916 align:center
‪Essie. [aphefumule kanzima]

00:02:38.000 --> 00:02:39.833 align:center
‪-Bengikuthemba.
‪-[kudlale umculo onomunyu]

00:02:40.875 --> 00:02:42.875 align:center
‪Ungena la emzini wami wena.

00:02:43.583 --> 00:02:46.583 align:center
‪Ubone izingane zami, uhlale nathi.
‪Ngiza kuwena njengodade wethu…

00:02:46.666 --> 00:02:47.958 align:center
‪ISUSELWA KU-THE POLYGAMIST
‪KA-SUE NYATHI

00:02:48.041 --> 00:02:51.458 align:center
‪…ngicele izeluleko kuwena kanti wena
‪uyazi ukuthi ungenzani emuva kwami.

00:02:51.541 --> 00:02:52.916 align:center
‪[ahefuzele u-Essie]

00:02:53.000 --> 00:02:56.458 align:center
‪Kuhle ke ngoba nawe usuyazi ukuthi
‪besizizwa kanjani yonke le minyaka.

00:02:57.250 --> 00:03:02.250 align:center
‪Sifihle imfihlo ngoba senzela wena,
‪ungaphatheki kabi.

00:03:02.333 --> 00:03:04.333 align:center
‪-Ebe efa uSarah ngaphakathi.
‪-[ahleke usulu]

00:03:04.916 --> 00:03:10.291 align:center
‪Leminyaka engama-20 okhuluma ngawo,
‪eyami nabantwana bami singaphandle,

00:03:10.375 --> 00:03:13.041 align:center
‪sinibuka la ekhaya niwumndeni ophelele.

00:03:13.125 --> 00:03:18.541 align:center
‪Wena akufanele ukhale ngoba wena
‪akufanele uphuke inhliziyo.

00:03:18.625 --> 00:03:20.708 align:center
‪Thina abanye safela ngaphakathi

00:03:20.791 --> 00:03:24.583 align:center
‪ukuze wena uhlale phela esicongweni sakho
‪njengomama waleli khaya.

00:03:25.750 --> 00:03:26.791 align:center
‪Fokofu.

00:03:27.750 --> 00:03:29.166 align:center
‪Ubaba kaSarah…

00:03:30.666 --> 00:03:31.875 align:center
‪ukhona?

00:03:32.916 --> 00:03:35.625 align:center
‪Uyazi khona ukuthi bengisesibhedlela?

00:03:36.958 --> 00:03:41.041 align:center
‪Essie, ngithe fokofu.

00:03:42.708 --> 00:03:44.708 align:center
‪-Fokofu. Hambani la emzini wami nina.
‪-[Essie] Asambe.

00:03:44.791 --> 00:03:46.333 align:center
‪-Asambe, Sarah.
‪-[Joyce] Hambani!

00:03:46.958 --> 00:03:49.083 align:center
‪Hamba wena. Phuma.

00:03:50.416 --> 00:03:51.458 align:center
‪[Essie] Asambe, Sarah.

00:03:52.250 --> 00:03:53.250 align:center
‪[ahefuzele kakhulu]

00:04:01.416 --> 00:04:05.083 align:center
‪Mzali, angicabangi ukuthi um'bono omuhle
‪ukuthi uphuze utshwala namaphilisi.

00:04:05.166 --> 00:04:06.208 align:center
‪-[uthule umculo]
‪-Awu.

00:04:06.291 --> 00:04:09.750 align:center
‪Sarah, ngiyazi, kodwa phela nawe
‪usuwenza ngathi ngiyabudodloza.

00:04:11.041 --> 00:04:12.875 align:center
‪-Hhey.
‪-Yini indaba? Uyaphi?

00:04:13.375 --> 00:04:14.583 align:center
‪Ngiya e-J&J.

00:04:14.666 --> 00:04:15.791 align:center
‪-Ngiyokhuluma noBaba.
‪-Awu?

00:04:15.875 --> 00:04:19.083 align:center
‪Phela iqiniso seliphumile, ngifuna ukubona
‪ukuthi inqubekela phambili ithini.

00:04:20.166 --> 00:04:21.958 align:center
‪Oh, awuthi ngihambe nawe.

00:04:22.041 --> 00:04:24.375 align:center
‪-Letha izinduku zami.
‪-Ah-ah, Ma. Hlala phansi ululame.

00:04:24.458 --> 00:04:25.958 align:center
‪Mina ngizohamba ngiyokhuluma noBaba.

00:04:26.750 --> 00:04:27.958 align:center
‪Ngiyazi, Ma, akujwayelekile,

00:04:28.041 --> 00:04:31.750 align:center
‪kodwa nje lento ezokwenzakala, mm-mmm,
‪ngiyayizwa egazini.

00:04:31.833 --> 00:04:35.041 align:center
‪Isahluko esisha lesi kimi nawe
‪futhi nomndeni wethu.

00:04:35.125 --> 00:04:37.958 align:center
‪Yonke into ekade ngiyifuna
‪izokwenzeka, Ma.

00:04:38.541 --> 00:04:39.541 align:center
‪Ngakho ke bhabhayi.

00:04:39.625 --> 00:04:42.541 align:center
‪Kodwa phela besingahamba ndawonye. S--

00:04:46.458 --> 00:04:48.208 align:center
‪-[kudlale umculo wokuzindla]
‪-[ahefuzele]

00:04:48.708 --> 00:04:51.500 align:center
‪-[Matipa] <i>‪U-Essie umfazi kaJonasi?</i>
‪-[Joyce] <i>‪Hmm.</i>

00:04:51.583 --> 00:04:52.875 align:center
‪Owesibili ke lapho.

00:04:52.958 --> 00:04:55.791 align:center
‪-Ingibekaphi k'shuthi mina yonke lento?
‪-Ungowesithathu.

00:04:56.375 --> 00:04:59.208 align:center
‪Ungowesithathu umfazi, kodwa phela uma

00:04:59.833 --> 00:05:05.000 align:center
‪bengekho abanye
‪abavele bavumbuke emoyeni nje.

00:05:05.500 --> 00:05:07.833 align:center
‪Ukuthi wavele wadedela igazi nje kanjalo.

00:05:07.916 --> 00:05:09.166 align:center
‪[ngesiNgisi] Wakhululeka kanje?

00:05:09.250 --> 00:05:12.875 align:center
‪[ngesiZulu] Ufuna ngithini manje?
‪[angingize] Ngigule? Ngikhale?

00:05:12.958 --> 00:05:14.625 align:center
‪Ngiphendule amatafula?

00:05:14.708 --> 00:05:17.791 align:center
‪Dali, ngikwenzile lokho mina
‪empilweni yami.

00:05:17.875 --> 00:05:21.291 align:center
‪Akusho ukuthi kukhona okukushintshile.

00:05:21.875 --> 00:05:23.083 align:center
‪Ngisa la.

00:05:23.958 --> 00:05:25.458 align:center
‪[ahleke]

00:05:26.750 --> 00:05:27.750 align:center
‪[afinye]

00:05:31.041 --> 00:05:32.041 align:center
‪[ahefuzele]

00:05:32.833 --> 00:05:33.833 align:center
‪Mi.

00:05:35.333 --> 00:05:36.333 align:center
‪[adonse umoya ngamandla]

00:05:38.583 --> 00:05:40.916 align:center
‪Mi, thatha lapha. Hawu.

00:05:41.583 --> 00:05:44.458 align:center
‪Ufuna ukukhala? Khalela into oyaziyo.

00:05:45.500 --> 00:05:47.750 align:center
‪Akukho okunye esingakwenza.

00:05:49.041 --> 00:05:52.000 align:center
‪Angivele ngikwamukele ekukhaleni kwami.

00:05:52.666 --> 00:05:54.416 align:center
‪Mnakw-- Yima, yima, yima.

00:05:54.500 --> 00:05:56.000 align:center
‪Sishiyezela ini manje, Joyce?

00:05:56.083 --> 00:06:00.666 align:center
‪Sishiyezela uJonasi, mnakwethu.

00:06:03.875 --> 00:06:08.291 align:center
‪[adonse umoya ngamandla] Hhayi bandla.
‪[ehleka]

00:06:08.375 --> 00:06:09.625 align:center
‪J&J HOLDINGS

00:06:09.708 --> 00:06:10.958 align:center
‪Hha, ntombazanyana.

00:06:11.666 --> 00:06:13.208 align:center
‪Awusemuhle.

00:06:13.291 --> 00:06:15.250 align:center
‪-Ubekwa yini la?
‪-Ngizobona ubaba.

00:06:15.333 --> 00:06:17.083 align:center
‪Iqiniso phela seliphumile, Bab'omdala.

00:06:18.458 --> 00:06:20.791 align:center
‪Yena uyazi ukuthi uzomubona?

00:06:20.875 --> 00:06:21.958 align:center
‪Cha, akazi.

00:06:22.041 --> 00:06:24.416 align:center
‪Kodwa iqiniso seliphumile,
‪abantu bayazi ukuthi kwenzakala ini.

00:06:24.500 --> 00:06:26.041 align:center
‪Futhi ngifuna siyophuza ikhofi

00:06:26.125 --> 00:06:28.750 align:center
‪-sazane njengobaba nendodakazi yakhe.
‪-[ahleke]

00:06:28.833 --> 00:06:31.833 align:center
‪Yonke into ekade ngiyifuna, Bab'omdala,
‪izokwenzeka. [adonse umoya ngamandla]

00:06:34.125 --> 00:06:35.916 align:center
‪[Buhle] Sawubona, Sarah.
‪[ngesiZulu] Ngingakusiza ngani?

00:06:36.000 --> 00:06:37.500 align:center
‪[ngesiNgisi] Eh, ngizobona ubaba wami.

00:06:39.833 --> 00:06:41.541 align:center
‪-Ubunaye nje manje.
‪-[kudlale umculo oshubisayo]

00:06:41.625 --> 00:06:44.875 align:center
‪Chabo, cha, ubaba wami wangempela,
‪uJonasi Gomora. Ukhona?

00:06:45.875 --> 00:06:47.458 align:center
‪Eh, kulungile.

00:06:47.541 --> 00:06:50.791 align:center
‪Eh, uMnu. J usaphumile,
‪kodwa uzobuya emuva kwemizuzu eyi-15.

00:06:50.875 --> 00:06:52.833 align:center
‪[ngesiZulu] Khululeka. Ngizomulinda
‪ehhovisini lakhe. Ngiyabonga.

00:06:52.916 --> 00:06:53.916 align:center
‪Kulungile.

00:06:54.541 --> 00:06:56.291 align:center
‪-[kukhonkothe inja]
‪-[kucule izinyoni]

00:06:57.708 --> 00:06:59.958 align:center
‪[ngesiZulu] Mpume, unesivakashi.

00:07:00.916 --> 00:07:02.833 align:center
‪-Ngicela ukukuchazela.
‪-Ufunani la, Bongs?

00:07:02.916 --> 00:07:04.333 align:center
‪-Ngifuna ukulungisa izinto.
‪-Ulungisa ini?

00:07:04.416 --> 00:07:06.791 align:center
‪Ngizokuchazela. Angiyihlelanga
‪yonke lento. USarah ozilethe kimina.

00:07:06.875 --> 00:07:09.875 align:center
‪-Oh, ngiyisilima mina, uqinisile wena?
‪-Angisho njalo mina.

00:07:09.958 --> 00:07:11.625 align:center
‪Kukangaki wena ungitshela ukuthi
‪awukakulungeli ngikumela?

00:07:11.708 --> 00:07:12.750 align:center
‪-Ngiyaxolisa.
‪-Bongs, hamba.

00:07:12.833 --> 00:07:13.916 align:center
‪-Bengingaqondanga kube ngale ndlela.
‪-Hamba.

00:07:14.000 --> 00:07:15.000 align:center
‪-Ngicela ukulungisa izinto.
‪-Ulungisa ini?

00:07:15.083 --> 00:07:17.333 align:center
‪Ngicela ukulungisa izinto phakathi kwethu.
‪Mpume, ngiyakucela.

00:07:17.833 --> 00:07:19.625 align:center
‪-Ngicela uhambe, Bongs.
‪-Ungenaphi wena?

00:07:19.708 --> 00:07:21.833 align:center
‪-Uyazi ngingenaphi? Umngan'ami omlimazile.
‪-Ungenaphi?

00:07:21.916 --> 00:07:23.208 align:center
‪Uzifakelani la? Awuyeke ukungixina.

00:07:23.291 --> 00:07:24.958 align:center
‪Ngizozifaka ngoba phela
‪ulimaza umngan'ami.

00:07:25.041 --> 00:07:26.416 align:center
‪-Yini inkinga yakho?
‪-Hamba!

00:07:26.500 --> 00:07:28.291 align:center
‪-Yey, yey, yey, yey. Nkos'yami.
‪-Bafo, awukahle.

00:07:28.375 --> 00:07:30.541 align:center
‪Wena usukwazi ukufika la ekhaya
‪wenze lawa masimba owenzayo manje?

00:07:30.625 --> 00:07:32.666 align:center
‪-Ngicela usinikeze ithuba lokukhuluma.
‪-Yey, ithuba lani, mfethu? Phuma.

00:07:32.750 --> 00:07:33.750 align:center
‪-Ngiyakucela.
‪-Phuma.

00:07:33.833 --> 00:07:35.416 align:center
‪-Phuma. Phuma!
‪-Angizanga ukuzolwa.

00:07:35.500 --> 00:07:38.291 align:center
‪-Manje uyalwa wena? Hhe?
‪-[kudlale umculo onedrama]

00:07:38.375 --> 00:07:39.916 align:center
‪-[Ntombi] Nenzani?
‪-Bongs.

00:07:40.458 --> 00:07:41.541 align:center
‪-Uphusha mina?
‪-Hhayi bo.

00:07:41.625 --> 00:07:43.208 align:center
‪Ukwazi ukubeka mina isandla manje wena?

00:07:44.083 --> 00:07:45.208 align:center
‪Phuma!

00:07:45.291 --> 00:07:46.750 align:center
‪[Lindani] Mtshele, Menzi.

00:07:47.333 --> 00:07:50.458 align:center
‪Ujwayelana amasimba wena. Phuma la. Phuma.

00:07:50.541 --> 00:07:52.500 align:center
‪-[Lindani] Vele. [ancimfe]
‪-[Ntombi] Hawe ma.

00:07:53.333 --> 00:07:54.333 align:center
‪Bengizitshela ukuthi uyigazi lami.

00:07:54.416 --> 00:07:56.583 align:center
‪Yini le oyenzayo, mfethu,
‪ufihlela mina yonke lento?

00:07:56.666 --> 00:07:59.625 align:center
‪Yey, yey, yey.
‪Awukahle kancane ke, mfethu.

00:07:59.708 --> 00:08:02.375 align:center
‪Awucabange wena ukuthi uMa ubezothini

00:08:02.458 --> 00:08:05.708 align:center
‪esezwile ukuthi mina ngihambe emuva kwakhe
‪ngamkhaphela?

00:08:05.791 --> 00:08:07.791 align:center
‪Awukahle kancane nawe
‪ukwenzisa okwentombazane.

00:08:07.875 --> 00:08:09.791 align:center
‪Yini inkinga yakho wena? Hawu.

00:08:10.375 --> 00:08:13.208 align:center
‪Kungcono manje usuyazi yini indaba
‪ngingazwani nobaba wakho.

00:08:13.750 --> 00:08:15.375 align:center
‪Iwona lawa amasimba awadalayo lawa.

00:08:15.458 --> 00:08:18.041 align:center
‪-Mfethu, uJonasi uyididi, uyezwa.
‪-Yididi vele.

00:08:18.125 --> 00:08:20.041 align:center
‪Kodwa ngimvuma ngento eyodwa mina uJonasi.

00:08:20.125 --> 00:08:21.708 align:center
‪[amemeze] Ha bafana bami.

00:08:22.625 --> 00:08:25.125 align:center
‪Uyalwenza ucansi lowa muntu, akadlali.

00:08:25.208 --> 00:08:27.916 align:center
‪-Isiyihlaya manje lento, Freedom?
‪-Hhayi bo.

00:08:28.000 --> 00:08:29.541 align:center
‪Udlala ngalawa masimba nawe manje?

00:08:30.125 --> 00:08:31.708 align:center
‪Nxa fusegi phela nawe, mfethu.

00:08:31.791 --> 00:08:33.750 align:center
‪-[Freedom] Yey, yey, yey.
‪-Awume kancane. [anxaphe]

00:08:33.833 --> 00:08:34.958 align:center
‪Hawu.

00:08:35.916 --> 00:08:37.833 align:center
‪Uzosineka la. Yini esinekisayo?

00:08:37.916 --> 00:08:39.000 align:center
‪Ufuna ukushaya mina ngestini?

00:08:39.541 --> 00:08:42.166 align:center
‪-Ufuna ukushaya mina manje?
‪-Angihlanyi mina ekhanda. Mi.

00:08:42.250 --> 00:08:44.541 align:center
‪-Mi. Ngishaye.
‪-[kudlale umculo onedrama]

00:08:45.291 --> 00:08:48.333 align:center
‪-Uzoshaya mina ngestini manje?
‪-Uyinja wena, angithi?

00:08:48.416 --> 00:08:49.625 align:center
‪Ngishaye ke, bafo.

00:08:50.375 --> 00:08:52.375 align:center
‪Ngikunika igunya. Ngishaye, bafo.

00:08:52.458 --> 00:08:55.208 align:center
‪Ngifuna ukhiphe lento engaphakathi.
‪Ufuna ukushaya wonke umuntu?

00:08:55.291 --> 00:08:57.291 align:center
‪-Hhayi bo!
‪-Ngizokushaya. Uyahlanya.

00:08:57.375 --> 00:08:59.250 align:center
‪-WeMe, uyislima ngempela? Hhe?
‪-Uthe angikushaye, angithi?

00:08:59.333 --> 00:09:01.333 align:center
‪-Ubuzothini ukube ungishaye ngempela wena?
‪-[uthule umculo]

00:09:01.416 --> 00:09:03.333 align:center
‪Hhe? Yini 'ndaba ube isilima wena?

00:09:03.416 --> 00:09:05.541 align:center
‪Uyazi yini mfan'wami,
‪unenhlanhla ukuthi ngikukhonzile wena.

00:09:05.625 --> 00:09:07.916 align:center
‪Asambe, mfethu. Awungene emotweni.

00:09:09.083 --> 00:09:11.208 align:center
‪-[akhulume kungezwakali uMenzi]
‪-Usuhlanya ngempela yini wena, mfethu?

00:09:11.291 --> 00:09:12.541 align:center
‪Angithi uthe angikushaye.

00:09:19.083 --> 00:09:21.416 align:center
‪-[kuvuleke umnyango]
‪-[kusondele ukunyathela]

00:09:21.500 --> 00:09:22.708 align:center
‪[kuvaleke umnyango]

00:09:24.750 --> 00:09:26.166 align:center
‪Hawu, sawubona, Baba.

00:09:26.875 --> 00:09:27.875 align:center
‪Sarah.

00:09:27.958 --> 00:09:30.083 align:center
‪Ngisikhiphile ngasifulema isithombe sethu.

00:09:30.666 --> 00:09:32.916 align:center
‪Yima, yima, yima.
‪[angingize] Ubekwa yini la?

00:09:33.416 --> 00:09:36.666 align:center
‪Eh, ngikulethele i… ipeni lakho.

00:09:36.750 --> 00:09:38.583 align:center
‪Ulishiye ekhaya ngosuku lokuzalwa kwakho.

00:09:38.666 --> 00:09:39.750 align:center
‪Nali.

00:09:40.291 --> 00:09:42.458 align:center
‪Oh, hhayi ngiyazibongela.

00:09:43.625 --> 00:09:48.083 align:center
‪Bengicabanga yazi, mhlawumbe singaphuma
‪nje siyophuza ikhofi bese siyakhuluma?

00:09:48.166 --> 00:09:50.750 align:center
‪[angingize] Sarah, yazi nginemihlangano.

00:09:50.833 --> 00:09:53.208 align:center
‪Eh, nginomhlangano kahle hle ophuthumayo.

00:09:54.208 --> 00:09:56.000 align:center
‪Kahle hle, bengizolanda wona lawa
‪amafayela lawa.

00:09:56.083 --> 00:09:59.583 align:center
‪Oh, hhayi akunankinga. Umhlangano wakho
‪uzoba isikhathi esingakanani?

00:09:59.666 --> 00:10:02.750 align:center
‪[angingize] Eh, ihora, mhlawumbe amabili.
‪Kwazi bani?

00:10:02.833 --> 00:10:04.083 align:center
‪Hhayi, vele mina, Baba, angijahile.

00:10:04.166 --> 00:10:07.208 align:center
‪-Ngizohlala lana ngikulinde.
‪-Cha, cha, cha. Eh… [alungise umphimbo]

00:10:07.291 --> 00:10:08.875 align:center
‪Sengisho ukuthi, awudingi ukwenza leyonto.

00:10:10.208 --> 00:10:13.000 align:center
‪Uyabona nje, sesihambile isikhathi manje.

00:10:13.083 --> 00:10:14.208 align:center
‪Ehh…

00:10:14.291 --> 00:10:17.000 align:center
‪Lalela, into engifuna uyenze ke,
‪hamba ukhulume noBuhle.

00:10:17.083 --> 00:10:20.208 align:center
‪Umtshele ukuthi akubhale phansi akufake
‪ezinhlelweni zami khona ngizokukhumbula.

00:10:20.291 --> 00:10:21.375 align:center
‪Siyodla isidlo sasemini.

00:10:21.458 --> 00:10:22.458 align:center
‪-Ngempela?
‪-Mm-hmm.

00:10:22.541 --> 00:10:25.333 align:center
‪-[aklewule]
‪-[amemeze] Hhayi, wo, hhe-eh. [angingize]

00:10:25.416 --> 00:10:27.000 align:center
‪[kukhale ihutha]

00:10:28.583 --> 00:10:30.250 align:center
‪-[kukhale amaqhwagi]
‪-[kukhonkothe izinja]

00:10:35.208 --> 00:10:36.208 align:center
‪Hhayi bo.

00:10:37.750 --> 00:10:39.416 align:center
‪[ngesiNgisi] Oh, anibhekeni.

00:10:40.333 --> 00:10:43.958 align:center
‪Usingaye. [ngesiZulu] Usufikile. Hmm?

00:10:45.208 --> 00:10:46.375 align:center
‪Hhey cha, Jo.

00:10:47.375 --> 00:10:49.458 align:center
‪Ngiyakuvuma yazi wena.
‪Kumnandi ukuba uwena.

00:10:49.541 --> 00:10:51.916 align:center
‪Wena uvele uziqhubekele nje
‪ngathi akwenzeke lutho.

00:10:52.000 --> 00:10:53.291 align:center
‪[ngesiNgisi] Siqhubeka nomsebenzi.

00:10:53.375 --> 00:10:54.458 align:center
‪[ahefuzele]

00:10:54.541 --> 00:10:57.791 align:center
‪[Joyce, ngesiZulu] Ngoba usufikile,
‪mhlawumbe ungangisiza lapha ungichazele.

00:10:59.375 --> 00:11:03.291 align:center
‪Zingaki ezinye izifebe
‪olala nazo kahle hle? Hmm?

00:11:03.916 --> 00:11:05.083 align:center
‪Unawo amanye amavezandlebe?

00:11:06.000 --> 00:11:07.541 align:center
‪Akhona amanye
‪asazovela okumele ngiwalindele?

00:11:08.625 --> 00:11:11.791 align:center
‪Abafazi ke bona bakhona? Hhe?

00:11:11.875 --> 00:11:15.875 align:center
‪[angingize] Le eyaSarah sengiyizwile.

00:11:15.958 --> 00:11:17.291 align:center
‪UFreedom yena?

00:11:17.375 --> 00:11:18.458 align:center
‪-[ahleke]
‪-Uyamzala naye?

00:11:18.541 --> 00:11:19.541 align:center
‪Hhawu.

00:11:23.916 --> 00:11:25.833 align:center
‪-Cha.
‪-[Joyce] Oh.

00:11:26.416 --> 00:11:29.291 align:center
‪Siyabonga kanti ukuthi
‪isende lakho like ligeje.

00:11:29.375 --> 00:11:31.166 align:center
‪[ahleke]

00:11:32.041 --> 00:11:33.875 align:center
‪Akukho okunye ofuna ukukuvuma kimina?

00:11:34.375 --> 00:11:39.666 align:center
‪Cha, ngiyabuza ngoba le eyezimangaliso
‪engizitholayo, sengikhathele,

00:11:39.750 --> 00:11:46.083 align:center
‪manje ngiyacela ukuthi ungitshele kahle
‪hle ukuthi yini okunye okunyonyobayo.

00:11:52.166 --> 00:11:54.833 align:center
‪[akhiphe umoya, alungise umphimbo]

00:11:54.916 --> 00:11:56.125 align:center
‪Lalela la, Joyce.

00:11:57.541 --> 00:11:58.541 align:center
‪Ngiyaxolisa.

00:12:00.000 --> 00:12:01.666 align:center
‪Ngithi yobe.

00:12:04.125 --> 00:12:05.625 align:center
‪Lalela lana ke.

00:12:06.541 --> 00:12:10.958 align:center
‪Jonasi, uyabona lokhu kuthi yobe kwakho,

00:12:12.083 --> 00:12:15.083 align:center
‪ngiyacela ukugcine.

00:12:15.916 --> 00:12:16.916 align:center
‪Uyezwa?

00:12:17.416 --> 00:12:22.208 align:center
‪Ukugcinele omunye umuntu onendaba
‪ngoba uyabona mina, angisayingeni eyakho.

00:12:25.250 --> 00:12:27.041 align:center
‪Ngigeza izandla mina ngawe.

00:12:30.583 --> 00:12:34.291 align:center
‪Le ndaba ka-Essie kungekudala
‪itholwe abezindaba.

00:12:34.375 --> 00:12:37.541 align:center
‪Yaziwe abantu.
‪Ngizoba yini ke uma sekunjalo?

00:12:38.375 --> 00:12:39.916 align:center
‪Unandabani nomgosi?

00:12:40.416 --> 00:12:41.916 align:center
‪Wena onqobe uMatipa.

00:12:42.416 --> 00:12:43.416 align:center
‪Ubala phela lolu.

00:12:43.500 --> 00:12:46.166 align:center
‪Uyakuqonda ukuthi lento
‪ayikho mayelana nami, angithi?

00:12:47.083 --> 00:12:49.708 align:center
‪-<i>‪Lento imayelana nabanye abantu besfazane…</i>
‪-[odlulayo] Joyce Gomora.

00:12:49.791 --> 00:12:53.791 align:center
<i>‪…abangibukayo ngaphandle, abangazi</i>
<i>‪ukuthi lempilo engiyiphilayo mina amanga.</i>

00:12:54.791 --> 00:12:58.458 align:center
‪Ngikuxoxele nje, nami umyeni wami uke
‪wafuna ukuthatha omunye umuntu wesifazane.

00:12:59.208 --> 00:13:02.083 align:center
‪Ngayishaya phansi ngonyawo leyo nto.
‪Nganqaba, Joyce.

00:13:03.208 --> 00:13:06.250 align:center
‪Kodwa ukulandela wena kungenze
‪ngathambisa inhliziyo.

00:13:07.208 --> 00:13:08.541 align:center
‪[Joyce] <i>‪Ngiyawuthanda umsebenzi wami.</i>

00:13:09.625 --> 00:13:13.250 align:center
‪Futhi senginikelele ngayo kakhulu,
‪kodwa ngizoma.

00:13:14.500 --> 00:13:17.791 align:center
‪[ngesiNgisi] Ivory Oasis Baths. Zitotose.

00:13:20.083 --> 00:13:22.625 align:center
‪[ngesiTswana] Cha, Joyce.
‪[ngesiNgisi] Akusebenzeki kahle.

00:13:23.125 --> 00:13:24.916 align:center
‪[Joyce, ngesiZulu]
<i>‪Kuyoze kube nini ngiwubuso</i>

00:13:25.000 --> 00:13:27.666 align:center
‪-<i>‪bokuthi umuntu wesifazane uyabekezela?</i>
‪-[ngesiNgisi] …izikhwama emehlweni akho.

00:13:27.750 --> 00:13:29.666 align:center
‪Yikho lokhu osiphathele khona ngempela?

00:13:29.750 --> 00:13:31.541 align:center
‪[Joyce, ngesiZulu]
<i>‪Ngiyekele abanye oJonasi la ngaphandle</i>

00:13:31.625 --> 00:13:34.666 align:center
‪beqhubeke benze amanyala abawenzayo
‪kubantu besifazane ngingenzi lutho?

00:13:35.291 --> 00:13:37.083 align:center
<i>‪Ngizophila kanjani kanjalo?</i>

00:13:37.166 --> 00:13:38.416 align:center
‪[Trinity, ngesiNgisi] Asiphinde futhi.

00:13:38.500 --> 00:13:40.375 align:center
‪Hhe-eh. Hhe-eh, Trinity.

00:13:40.875 --> 00:13:42.166 align:center
‪[ngesiZulu] Hhayi bo kahle ngeke phela.

00:13:42.250 --> 00:13:43.666 align:center
‪-Joyce.
‪-Hhayi bo.

00:13:44.250 --> 00:13:45.375 align:center
‪Ngiqedile.

00:13:46.458 --> 00:13:48.166 align:center
‪[Grace] <i>‪Uthini ke, Joyce?</i>

00:13:48.250 --> 00:13:49.333 align:center
‪[kudlale umculo oshubisayo]

00:13:50.291 --> 00:13:52.125 align:center
‪Uzobuyela ube unkosikazi ohlala ekhaya?

00:13:52.666 --> 00:13:54.083 align:center
‪Izingane zikhula?

00:13:55.458 --> 00:13:56.458 align:center
‪Ya.

00:13:59.791 --> 00:14:04.125 align:center
‪[akhiphe umoya] <i>‪Kuyacaca impela manje</i>
<i>‪ukuthi umuntu sekumele abuyele emuva</i>

00:14:04.750 --> 00:14:06.583 align:center
<i>‪acabangisise kahle izinto.</i>

00:14:07.625 --> 00:14:10.625 align:center
<i>‪Ngizikhethe mina empilweni yami.</i>

00:14:11.208 --> 00:14:13.000 align:center
‪-[kukhale umsindo wocingo]
‪-[ngesiNgisi] Kanye nje.

00:14:14.791 --> 00:14:18.083 align:center
‪[ngesiZulu] Njengoba nisazi isisho sithi,
‪okungapheli kuyahlola.

00:14:18.166 --> 00:14:19.458 align:center
‪KUNESIMEMEZELO ESIKHETHEKILE?

00:14:19.541 --> 00:14:20.541 align:center
‪SITSHELE
‪UNKOSIKAZI #3?

00:14:20.625 --> 00:14:24.208 align:center
‪Eh, bengithi ngifuna ukukhuluma bukhoma
‪namuhla nje nginimemezelele ukuthi…

00:14:24.291 --> 00:14:25.291 align:center
‪KUZA ENYE INGANE KWAGOMORA?

00:14:25.375 --> 00:14:29.125 align:center
‪…ngizothatha ikhefu kancane,
‪ngisuke nje emehlweni abantu.

00:14:29.208 --> 00:14:30.333 align:center
‪Bafethu, umuntu kumele a…

00:14:30.416 --> 00:14:31.458 align:center
‪INI? NGOBANI?
‪KUNEZINKINGA?

00:14:31.541 --> 00:14:35.375 align:center
‪…azinake yena kancane,
‪anake umndeni wakhe ngakho--

00:14:35.458 --> 00:14:36.458 align:center
‪TRINITY CELE
‪UCINGO OLUNGENAYO

00:14:36.541 --> 00:14:37.958 align:center
‪-[kukhale umsindo wocingo]
‪-Ngiyaxolisa ngalokho.

00:14:38.041 --> 00:14:39.083 align:center
‪[ahleke]

00:14:39.166 --> 00:14:43.666 align:center
‪-Ngiyabonga indlela eningithanda ngayo.
‪-[kukhale umsindo wocingo]

00:14:43.750 --> 00:14:44.750 align:center
‪@TRINITY
‪KUMELE SIKHULUME. MANJE!

00:14:44.833 --> 00:14:47.625 align:center
‪Ngiyabonga nokweseka eseningitshengise
‪khona sonke lesi sikhathi.

00:14:49.000 --> 00:14:50.125 align:center
‪[kukhale umsindo wocingo]

00:14:50.666 --> 00:14:51.666 align:center
‪[ahefuzele]

00:15:00.208 --> 00:15:01.208 align:center
‪[akhiphe umoya]

00:15:06.166 --> 00:15:09.333 align:center
‪[intatheli, ngesiNgisi] <i>‪Sanibonani,</i>
<i>‪Mzansi. Nazi izindaba ezihamba phambili.</i>

00:15:09.416 --> 00:15:12.291 align:center
<i>‪Iziphathimandla ziyaqhubeka</i>
<i>‪nokuqapha izehlakalo…</i>

00:15:12.375 --> 00:15:13.375 align:center
‪-[ngesiZulu] Baba.
‪-Hmm?

00:15:13.458 --> 00:15:14.750 align:center
‪Singakhuluma?

00:15:16.875 --> 00:15:19.416 align:center
‪Khuluma, mntanami. Ngilalele.

00:15:21.541 --> 00:15:22.666 align:center
‪[alungise umphimbo]

00:15:24.375 --> 00:15:25.375 align:center
‪[akhiphe umoya]

00:15:26.250 --> 00:15:28.583 align:center
‪[ngesiNgisi] Amasonto am'mbalwa adlule
‪abenzima kakhulu kimina.

00:15:28.666 --> 00:15:30.250 align:center
‪[intatheli] <i>‪…bacebiswa ukuthi balinde…</i>

00:15:30.333 --> 00:15:32.666 align:center
‪[ngesiZulu]
‪Kwaqala kwaba u-Anti Matipa nowele.

00:15:33.791 --> 00:15:35.375 align:center
‪Kwasilimaza kakhulu lokho.

00:15:36.875 --> 00:15:38.958 align:center
‪Kwaba u-Anti Essie noSarah.

00:15:40.166 --> 00:15:41.375 align:center
‪Yonke leyo nto…

00:15:42.333 --> 00:15:44.541 align:center
‪[intatheli, ngesiNgisi]
<i>‪Amaphoyisa acele umphakathi ukuthi ulalele</i>

00:15:44.625 --> 00:15:47.916 align:center
<i>‪nokuthi ubike imininingwane engasiza</i>
<i>‪ngalawa 'macala.</i>

00:15:48.000 --> 00:15:51.208 align:center
‪[ngesiZulu] Yonke leyo nto yangenza
‪ngazibuza ukuthi impilo yami ngabe amanga.

00:15:51.291 --> 00:15:53.041 align:center
‪[intatheli] <i>‪Kwezezimali,</i>
<i>‪i-JSE ivale ididene namuhla…</i>

00:15:53.125 --> 00:15:55.625 align:center
‪-Njengobab' wethu…
‪-…<i>‪ngoba abatshalizimali bebone izimakethe</i>‪…

00:15:55.708 --> 00:15:58.500 align:center
‪-…njengobab' wami…
‪-…<i>‪izinguquko nezinkomba zezomnotho</i>‪…

00:15:58.583 --> 00:16:02.000 align:center
‪[ekhala] …kufanele ngabe
‪uyasivikela ezinhlungwini…

00:16:02.083 --> 00:16:04.375 align:center
‪[ngesiNgisi]
‪…kodwa wena wenza okuphambene nalokho.

00:16:04.458 --> 00:16:07.541 align:center
‪[intatheli] …<i>‪uvalo ngamazinga enzalo</i>
<i>‪luyaqhubeka nokuba nomthelela--</i>

00:16:07.625 --> 00:16:09.166 align:center
‪-[aqume uJonasi]
‪-[ashaye]

00:16:09.250 --> 00:16:10.375 align:center
‪[akhale]

00:16:11.500 --> 00:16:12.541 align:center
‪[ngesiZulu] Baba.

00:16:13.875 --> 00:16:17.250 align:center
‪Bengilokhu ngizibuza ukuthi
‪unendaba yini, kodwa… Babana.

00:16:20.375 --> 00:16:22.916 align:center
‪Bengilokhu ngizibuza ukuthi
‪unendaba yini kodwa nathi.

00:16:25.625 --> 00:16:27.333 align:center
‪[ngesiNgisi] Baba, ungilalele kodwa?

00:16:29.166 --> 00:16:31.208 align:center
‪[ngesiZulu] Shiya leyo ncwadi la,
‪ngizoyifunda mina.

00:16:47.333 --> 00:16:48.416 align:center
‪[ngesiNgisi] Ngiyabonga.

00:16:49.833 --> 00:16:52.666 align:center
‪Ngiyabonga ukuthi ucele ukungikhipha.

00:16:53.708 --> 00:16:56.458 align:center
‪[ngesiZulu] Ayikho inkinga. Vele kade
‪silokhu sikhuluma ocingweni.

00:16:56.541 --> 00:17:00.083 align:center
‪[ngesiNgisi]
‪Ngacabanga ukuthi kumele, eh, sihlangane.

00:17:00.166 --> 00:17:01.166 align:center
‪Hmm.

00:17:01.833 --> 00:17:03.958 align:center
‪Awungixoxele ngawe.

00:17:04.541 --> 00:17:05.750 align:center
‪-[bahleke bobabili]
‪-[ngesiZulu] Hawu.

00:17:05.833 --> 00:17:08.166 align:center
‪Kanti sesiphosana ngemibuzo? Kulungile.

00:17:08.666 --> 00:17:09.916 align:center
‪Yini ofuna ukuyazi ngami?

00:17:10.500 --> 00:17:11.916 align:center
‪[ngesiNgisi] Zingaki izelamani zakho?

00:17:12.000 --> 00:17:13.000 align:center
‪Oh, nginezimbili.

00:17:15.500 --> 00:17:17.083 align:center
‪[ahefuzele] Empeleni zine.

00:17:17.958 --> 00:17:20.708 align:center
‪[ngesiZulu] Ubaba uqeda kuthola amawele.

00:17:20.791 --> 00:17:21.875 align:center
‪[ngesiNgisi] Kulungile.

00:17:22.791 --> 00:17:23.875 align:center
‪Empeleni zinhlanu.

00:17:24.375 --> 00:17:27.083 align:center
‪[ahleke] Ngilalele kuphi ke?

00:17:27.166 --> 00:17:31.041 align:center
‪[ngesiTswana] Zingaki?
‪[ngesiNgisi] Zimbili, zine, ziyisithupha…

00:17:32.750 --> 00:17:35.625 align:center
‪[ngesiZulu] Mihlali,
‪ngicela siyeke ukukhuluma ngomndeni wami.

00:17:36.583 --> 00:17:37.625 align:center
‪[ngesiNgisi] Ngiyacela.

00:17:38.166 --> 00:17:39.375 align:center
‪Oh, kulungile.

00:17:39.458 --> 00:17:41.000 align:center
‪-[kukhale umsindo wocingo]
‪-Kulungile.

00:17:44.041 --> 00:17:45.041 align:center
‪#UKHIPHAUDOTI #INDODAYANGEMPELA

00:17:45.125 --> 00:17:47.250 align:center
‪[ngesiZulu] <i>‪Fusegi! Phuma la ekhaya!</i>
<i>‪Phuma. Phuma!</i>

00:17:48.250 --> 00:17:50.416 align:center
<i>‪Ngiphinde ngikubone eduze</i>
<i>‪kwasisi wami wena.</i>

00:17:50.500 --> 00:17:51.833 align:center
‪-[achofoze abhale]
‪-[ahefuzele]

00:17:54.166 --> 00:17:55.250 align:center
‪[ahleke]

00:17:55.333 --> 00:17:56.583 align:center
‪[aqhubeke nokubhala]

00:17:56.666 --> 00:17:58.208 align:center
‪Ungakwazi ukungabi socingweni njengamanje?

00:17:58.291 --> 00:17:59.291 align:center
‪Hhe?

00:17:59.375 --> 00:18:01.583 align:center
‪-Ngifuna sinakane.
‪-[kukhale umsindo wocingo]

00:18:01.666 --> 00:18:02.500 align:center
‪Oh, kulungile, kulungile.

00:18:02.583 --> 00:18:05.000 align:center
‪[ngesiTswana] Ngizwa ngathi kukhona into
‪eyenzekayo phakathi kwami nawe.

00:18:06.500 --> 00:18:08.208 align:center
‪[ngesiZulu] Uyazi yini, Mihlali, eh…

00:18:08.875 --> 00:18:10.333 align:center
‪ngizocela ukuxolisa nje la.

00:18:11.041 --> 00:18:12.166 align:center
‪Ngicela siyenze

00:18:13.000 --> 00:18:15.125 align:center
‪ngesinye isikhathi?
‪[ngesiNgisi] Kumele ngihambe.

00:18:15.791 --> 00:18:17.375 align:center
‪Nazo, bafo. Eh, ngiyabonga.

00:18:18.000 --> 00:18:21.250 align:center
‪Usale kahle, ngiyabonga ngakho konke.
‪Ngiyaxolisa ngempela.

00:18:22.250 --> 00:18:23.250 align:center
‪[abhonge]

00:18:24.083 --> 00:18:25.083 align:center
‪Ini?

00:18:26.541 --> 00:18:27.958 align:center
‪[kukhale amahutha]

00:18:31.000 --> 00:18:32.666 align:center
‪[kudlale u-"Bhubesi"]

00:18:43.291 --> 00:18:44.541 align:center
‪Usukulungele ukuthenga, sisi?

00:18:45.166 --> 00:18:47.458 align:center
‪Oh, ngiyaxolisa.
‪Ngicela ungiphe imizuzu emihlanu.

00:18:47.541 --> 00:18:51.083 align:center
‪Ngisalinde uBab' wami.
‪Kumele ngabe usendleleni manje.

00:18:51.166 --> 00:18:53.083 align:center
‪-Kulungile.
‪-Ngiyabonga.

00:18:56.833 --> 00:18:57.833 align:center
‪Sawubona.

00:19:02.125 --> 00:19:03.250 align:center
‪[achofoze ucingo]

00:19:06.125 --> 00:19:09.083 align:center
‪[ngesiZulu] <i>‪UJonasi Gomora lo.</i>
<i>‪Shiya umlayezo, ngizobuye ngikuthinte.</i>

00:19:09.166 --> 00:19:11.375 align:center
‪-[kukhale umsindo wocingo]
‪-Baba, imina futhi.

00:19:12.083 --> 00:19:15.666 align:center
‪Bengisathanda ukubuza nje ukuthi usukuphi.
‪[ahleke]

00:19:15.750 --> 00:19:18.041 align:center
‪Ngiyabonga. Ya.
‪[aphefumule sakuqhaqhazela]

00:19:18.125 --> 00:19:19.125 align:center
‪[kukhale ucingo]

00:19:21.083 --> 00:19:24.250 align:center
<i>‪UJonasi Gomora lo.</i>
<i>‪Shiya umlayezo, ngizobuye ngikuthinte.</i>

00:19:24.333 --> 00:19:25.666 align:center
‪-[kukhale ucingo]
‪-[Sarah] Babana,

00:19:25.750 --> 00:19:27.708 align:center
‪angazi uBaba ukuthi angathanda ini,

00:19:27.791 --> 00:19:33.208 align:center
‪kodwa ke ngicabanga ukuthi ngikucelele
‪inyama yenkomo namashibisi. [ahleke]

00:19:33.291 --> 00:19:34.291 align:center
‪[kukhale ucingo]

00:19:34.375 --> 00:19:35.625 align:center
‪[iqhubeke ingoma]

00:19:35.708 --> 00:19:38.500 align:center
‪[Essie] <i>‪Into emnandi nje ukuthi</i>
<i>‪iqiniso selivelile ekugcineni.</i>

00:19:39.750 --> 00:19:41.833 align:center
‪Wonke umuntu usekhululekile manje.

00:19:44.333 --> 00:19:45.375 align:center
‪Uzizwa unjani?

00:19:46.000 --> 00:19:48.875 align:center
‪[ngesiNgisi] Besingenza ngenye indlela,
‪kangcono.

00:19:50.375 --> 00:19:52.166 align:center
‪[ahefuzele] Ya.

00:19:52.250 --> 00:19:53.291 align:center
‪[bakhiphe umoya bobabili]

00:19:53.375 --> 00:19:56.416 align:center
‪[ngesiZulu] Kungcono nje ngoba ngeke
‪usalokhu ulingisa ukuba umyeni wami.

00:19:56.500 --> 00:19:58.833 align:center
‪-[bahleke bobabili]
‪-Ya.

00:20:00.041 --> 00:20:04.125 align:center
‪Uyazi, ngizwa ngathi impilo yami yonke
‪eqinisweni bengilokhu ngizenzisa nje.

00:20:05.166 --> 00:20:08.208 align:center
‪Angisazazi ukuthi ngizoyiqala kanjani le.

00:20:11.458 --> 00:20:12.500 align:center
‪Eish.

00:20:13.458 --> 00:20:15.458 align:center
‪[anambithe umlomo] Ngiyakuzwa.

00:20:17.333 --> 00:20:18.500 align:center
‪Ngiyakuzwa.

00:20:19.958 --> 00:20:21.250 align:center
‪Hamba, Jonasi.

00:20:21.333 --> 00:20:24.083 align:center
‪Mm-mmm. Umfowenu? Hha.

00:20:24.166 --> 00:20:25.166 align:center
‪[amemeze]

00:20:26.791 --> 00:20:27.833 align:center
‪Hmm.

00:20:29.291 --> 00:20:30.708 align:center
‪-[iqhubeke ingoma]
‪-[ingxoxo]

00:20:36.375 --> 00:20:37.375 align:center
‪[aphefumule sakuqhaqhazela]

00:20:37.458 --> 00:20:39.000 align:center
‪[iqhubeke ingxoxo]

00:20:42.666 --> 00:20:43.875 align:center
‪[kukhale izitsha]

00:20:48.000 --> 00:20:49.000 align:center
‪[afinye]

00:21:06.875 --> 00:21:07.875 align:center
‪[iphele ingoma]

00:21:07.958 --> 00:21:11.000 align:center
‪[ngesiZulu] <i>‪Fusegi! Phuma la ekhaya!</i>
<i>‪Phuma. Phuma!</i>

00:21:11.083 --> 00:21:13.541 align:center
<i>‪-Ngiphinde ngikubone eduze kwasisi wami!</i>
<i>‪-</i>‪Awuthi uyadlala, bafo.

00:21:13.625 --> 00:21:14.666 align:center
‪Ngidlala ngani?

00:21:15.333 --> 00:21:21.125 align:center
‪ULindani ubize mina, Bafo, ngendoda.

00:21:21.208 --> 00:21:23.125 align:center
‪-[ahleke]
‪-Hawu, mfethu, awuyizwa lento le?

00:21:23.208 --> 00:21:24.458 align:center
‪Akafani nalawa amanye amantombazane, bafo.

00:21:24.541 --> 00:21:28.541 align:center
‪-ULindani unento engachazeki, mfethu.
‪-Hhayi bo, engachazeki?

00:21:28.625 --> 00:21:31.958 align:center
‪-Kulungile, Bhuti "wento engachazeki."
‪-Ehhe.

00:21:32.041 --> 00:21:34.125 align:center
‪Lo muntu unomuntu wakhe.
‪Uzoyithini ke leyo nto?

00:21:34.208 --> 00:21:35.208 align:center
‪Awu. [angingize]

00:21:35.291 --> 00:21:38.208 align:center
‪Banezinkinga. Bayaxabana.
‪Futhi bazohlukana laba.

00:21:38.291 --> 00:21:42.166 align:center
‪Ngakho ithuba lami leli lokuthi wena
‪njengosiyazi, uvele ungifake.

00:21:42.250 --> 00:21:43.250 align:center
‪Thatha la.

00:21:43.333 --> 00:21:45.208 align:center
‪-Hhe?
‪-Mshayele manje.

00:21:45.875 --> 00:21:50.083 align:center
‪Uthi manje bengingathanda ukuthi mina nawe
‪sihlangane siphuze iziphuzo ezim'balwa.

00:21:50.916 --> 00:21:53.791 align:center
‪[angingize]
‪Hhayi phela, mfethu, usamatasa okwamanje.

00:21:53.875 --> 00:21:57.041 align:center
‪Mhlawumbe bamatasa noMpume.
‪Angifuni ukubaphazamisa.

00:21:57.125 --> 00:21:58.541 align:center
‪-[ahleke]
‪-Uhlekani, mfethu?

00:21:58.625 --> 00:22:00.916 align:center
‪-Hhayi manje.
‪-#IndodaYangempela, hhe?

00:22:01.000 --> 00:22:04.583 align:center
‪Khululeka. Mina ngizokushaya ngamaphepha.

00:22:04.666 --> 00:22:06.250 align:center
‪Ngikuyise kwaSathane, mfana.

00:22:06.333 --> 00:22:08.666 align:center
‪[kudlale i-"Me & the OG"]

00:22:14.333 --> 00:22:18.125 align:center
‪Uyabona ke namuhlanje ngifuna ungidansele.

00:22:18.708 --> 00:22:20.875 align:center
‪Nyakazisa izinqa, ungayeki wena!

00:22:21.458 --> 00:22:24.375 align:center
‪Hawe ma! [ahleke]

00:22:25.000 --> 00:22:27.708 align:center
‪-Nyakazisa izinqa, ungayeki wena!
‪-Hhayi, yeka, Freedom.

00:22:27.791 --> 00:22:30.125 align:center
‪Yey wena, awukahle kancane.
‪Kanti yini inkinga yakho wena, hhe?

00:22:30.208 --> 00:22:34.250 align:center
‪Nanini, ndoda, uzwa kuthiwa
‪indoda inqabe konke lokhu?

00:22:34.333 --> 00:22:36.458 align:center
‪-Akusizona izindawo zami lezi, Freedom.
‪-[amemeze]

00:22:36.541 --> 00:22:38.916 align:center
‪Naka impilo yakho manje,
‪nami, mfethu, nginake impilo yami.

00:22:39.000 --> 00:22:41.166 align:center
‪Mina ngingowakhona la kwaSathane.

00:22:41.750 --> 00:22:43.000 align:center
‪[amemeze]

00:22:43.500 --> 00:22:44.791 align:center
‪-Ima, ima, ima, Free.
‪-[aqume uFreedom]

00:22:44.875 --> 00:22:45.875 align:center
‪Kancane sisi.

00:22:45.958 --> 00:22:49.000 align:center
‪Mfethu, sengineqhinga lokuthi ngingamenza
‪kanjani uLindani ukuthi angithande.

00:22:49.083 --> 00:22:50.750 align:center
‪[Freedom] Ha, ha, ha.

00:22:50.833 --> 00:22:53.791 align:center
‪Mfethu, lalela, buka. Kumele ngenze
‪into ezomuchaza, uyabona?

00:22:53.875 --> 00:22:55.166 align:center
‪-Ini?
‪-Cha, ngempela.

00:22:55.250 --> 00:22:56.541 align:center
‪Kumele ngimushayele manje ngimtshele

00:22:56.625 --> 00:22:58.625 align:center
‪-ukuthi kusasa ngiyamkhipha.
‪-[akhiphe umoya]

00:22:58.708 --> 00:23:02.416 align:center
‪-Lalela mina, mfethu. Mhlawumbe--
‪-Hhayi bo. Hhayi bo!

00:23:02.500 --> 00:23:07.625 align:center
‪Ngeke mfethu kuthi izinqa zigcwele
‪yonk'indawo, wena ucabangana noLindani?

00:23:07.708 --> 00:23:09.625 align:center
‪Uyahlanya wena. Ngiyamshayela mina manje.

00:23:09.708 --> 00:23:11.958 align:center
‪-[adonse umoya ngamazinyo]
‪-[abathengi bashaya amakhwela, bayahleka]

00:23:12.541 --> 00:23:14.958 align:center
‪-Nyakazisa izinqa, ungayeki wena.
‪-[babongele abathengi]

00:23:17.291 --> 00:23:20.625 align:center
‪[ngesiNgisi] Sawubona, baba. Ngingakupha
‪ngohhafu wenani. Uthini ngalokho?

00:23:20.708 --> 00:23:23.666 align:center
‪Oh. Eh… Cha, ngiyabonga.

00:23:23.750 --> 00:23:25.500 align:center
‪Hhayi ke, uyaphuthelwa.

00:23:29.625 --> 00:23:30.625 align:center
‪[akhiphe umoya]

00:23:32.666 --> 00:23:33.708 align:center
‪[aphefumule kanzima]

00:23:36.666 --> 00:23:38.125 align:center
‪[aphefumule sakuqhaqhazela]

00:23:38.208 --> 00:23:40.208 align:center
‪[ahefuzele ngamandla]

00:23:40.291 --> 00:23:41.666 align:center
‪-[kuqume indoda]
‪-[aqume uLindani]

00:23:42.666 --> 00:23:43.708 align:center
‪[ngesiZulu] Ima.

00:23:43.791 --> 00:23:45.333 align:center
‪[kuqhubeke ukuhefuzela ngamandla]

00:23:48.791 --> 00:23:50.166 align:center
‪Awumzwanga umuntu engena?

00:23:59.000 --> 00:24:00.333 align:center
‪[kudlale umculo othusayo]

00:24:00.416 --> 00:24:01.625 align:center
‪[ehefuzela]

00:24:14.500 --> 00:24:15.833 align:center
‪[aqume]

00:25:28.958 --> 00:25:33.958 align:center
‪Izinhlokwana zihunyushwe ngu:
‪Ntokozo Nomasiko Msomi

