WEBVTT

00:15.000 --> 00:17.666
‪-[kucule izinyoni]
‪-[uJonasi, ngesiZulu] Hawu, sanibonani.

00:17.750 --> 00:18.750
‪[ngesiNgisi] Sawubona, Baba.

00:18.833 --> 00:20.500
‪-[ngesiZulu] Ninjani?
‪-Silungile.

00:20.583 --> 00:23.000
‪-Sawubona, Babakhe.
‪-Sawubona.

00:23.083 --> 00:25.416
‪-Ufike ngesikhathi.
‪-[ebubula]

00:25.500 --> 00:30.041
‪Ngiqeda kusigcinela itafula ukuze
‪sithole isidlo sakusihlwa e-Ivory Oasis,

00:30.125 --> 00:31.750
‪ngakho konke sekungomumo.

00:32.791 --> 00:34.916
‪Ngiyaqala ukuzwa ngalokhu mina.

00:35.875 --> 00:38.125
‪Uqonde ukuthini ukuthi
‪uyaqala ukuzwa ngalokhu?

00:38.208 --> 00:40.291
‪-Ngakutshela ngalokhu.
‪-[uJonasi] Nini?

00:40.375 --> 00:42.791
‪Cha, Joyce, awungitshelanga.

00:42.875 --> 00:47.541
‪Mhlawumbe ukhohliwe ngoba phela
‪wakhohlwa ilanga lami lokuzalwa.

00:47.625 --> 00:50.041
‪-Ngempela? Yilokho esikwenzayo?
‪-Mm-mmm.

00:50.125 --> 00:51.125
‪-Ngqo, ngqo.
‪-Kuyeke.

00:51.208 --> 00:53.333
‪-Bengisho phela.
‪-[ngesiNgisi] Sanibona, mndeni.

00:53.416 --> 00:54.583
‪[ngesiZulu] Sthandwa sami.

00:54.666 --> 00:58.833
‪Abantu bavele baqhamuke endlini yethu
‪ngaphandle kokungqongqoza.

00:58.916 --> 00:59.916
‪-Uh…
‪-Hewu.

01:00.833 --> 01:02.000
‪Lokhu…

01:02.958 --> 01:07.083
‪-isimemo sokubhapathizwa kwamawele.
‪-[Jonasi] Oh.

01:07.166 --> 01:09.333
‪Ngingajabula uma ningeza nonke.

01:09.416 --> 01:11.333
‪Yebo. Sizobe sikhona.

01:11.875 --> 01:13.333
‪Sinekhodi yokugqoka.

01:13.416 --> 01:19.291
‪Bonke laba abadansa enhlizweni yami
‪nalaba abathandwa yimina nezingane zami,

01:20.000 --> 01:22.791
‪nani ke, sizogqoka ukhilimu.

01:23.333 --> 01:24.833
‪-Oh, ukhilimu?
‪-Mm-hmm.

01:24.916 --> 01:27.666
‪-[elungisa umphimbo] Kuthiwani ngabanye?
‪-Kuthiwani ngabo?

01:27.750 --> 01:29.000
‪Bazogqokani?

01:29.083 --> 01:32.541
‪Bazogqoka lokho abajwayele ukukugqoka
‪esontweni njalo ngeSonto.

01:34.500 --> 01:35.750
‪-Kulungile, ngiyabonga.
‪-Hewu.

01:35.833 --> 01:37.916
‪-[ngesiNgisi] Nijabulele ukudla kwenu.
‪-[uMpume ulungisa umphimbo]

01:38.000 --> 01:40.750
‪-[ngesiZulu] Khona lapho engiya khona.
‪-Oh, kulungile.

01:40.833 --> 01:42.291
‪[Mpume] "Abadansa enhlizweni yami."

01:42.375 --> 01:44.041
‪[ehleka usulu, ekhuluma isiNgisi] Ew.

01:44.125 --> 01:46.083
‪[ngesiZulu]
‪Ungangiphosa kulokho kubhapathizwa.

01:46.166 --> 01:49.250
‪Lalela la.
‪Kuyobe kubhabhadiswa osisi bakho lapha.

01:50.208 --> 01:53.416
‪Sihamba sonke njengomndeni. Siyezwana?

01:54.041 --> 01:57.666
‪Awu, kusho ukuthi ngizogqoka
‪okwami okuhle kweSonto.

01:59.583 --> 02:01.291
‪[elungisa umphimbo]

02:17.333 --> 02:20.250
‪[Freedom] Ngiyaninakekela impela bafo.

02:21.000 --> 02:25.958
‪Obani abanye osubabonile
‪bathenga amakota abiza R150?

02:26.041 --> 02:27.708
‪Hewu!

02:27.791 --> 02:30.083
‪Oomafikizolo baphathwa ngokukhethekile.

02:30.166 --> 02:31.833
‪-[Sarah] Hmm.
‪-[Freedom] Kwenzakalani?

02:31.916 --> 02:35.083
‪Hayi. Izingane zikaMatipa ziyabhapathizwa.

02:35.166 --> 02:37.000
‪-[Freedom] Hawu? Kahleni bo.
‪-[Essie] Mm-hmm.

02:38.041 --> 02:39.500
‪Uphetheni?

02:40.583 --> 02:43.666
‪Oh. [ehleka]
‪Ubaba ushiye ipeni lakhe likanokusho.

02:43.750 --> 02:44.791
‪-[anxaphe]
‪-Oh.

02:44.875 --> 02:46.625
‪Ukuguga akuzimemezeli.

02:46.708 --> 02:48.166
‪Kahle ngedrama.

02:48.250 --> 02:49.708
‪Yipeni nje.

02:49.791 --> 02:55.166
‪Sonke siyazi ukuthi uhlezi eqinisekisa
‪ukungashiyi izinto zakhe lana, angithi?

02:55.791 --> 02:57.833
‪Asambe mina nawe
‪siye enxanxatheleni yezitolo.

02:57.916 --> 03:00.333
‪Sizokuthengela izingubo ezinhle.

03:00.416 --> 03:02.708
‪Ngifuna ubukeke umuhle okokubhabhathizwa.

03:02.791 --> 03:04.958
‪Amawele abaluleke ngempela, yey, Ma?

03:05.750 --> 03:07.083
‪Thina sifihliwe.

03:07.166 --> 03:09.166
‪[ngesiNgisi] Sisalokhu sisethunzini.

03:09.250 --> 03:10.583
‪ISUSELWE KU-INDODA YESITHEMBU
‪KA-SUE NYATHI

03:10.666 --> 03:12.791
‪-[ngesiZulu] Hayibo, Mzali. Kanjani?
‪-Hawu, Sarah.

03:13.500 --> 03:17.791
‪Awuphoqelekile ukuthi uhambe uma ungafuni.

03:19.291 --> 03:20.541
‪[anxaphe]

03:21.916 --> 03:23.708
‪-Awufuni ikota?
‪-Cha!

03:25.875 --> 03:27.000
‪[ephefumulela phezulu]

03:30.041 --> 03:31.458
‪-[kukhonkothe inja]
‪-[kucule izinyoni]

03:31.541 --> 03:34.291
‪Ngakho ayikho enye indawo
‪esingayisebenzisa?

03:37.458 --> 03:38.708
‪Ngakho akukho lutho?

03:40.791 --> 03:41.916
‪[ngesiNgisi] Kulungile.

03:43.333 --> 03:44.666
‪Cha, kulungile.

03:47.750 --> 03:48.750
‪Sala kahle.

03:49.541 --> 03:52.041
‪[ngesiZulu] Hhawu, amawele alele manje.

03:52.125 --> 03:55.000
‪[ngesiNgisi] Indawo izibhukhe kabili.

03:55.791 --> 03:57.416
‪[ngesiZulu] Ngakho asinayo
‪indawo yokwenza iphathi.

03:57.500 --> 04:00.000
‪[enxapha] Lezi ziphukuphuku.

04:00.083 --> 04:01.500
‪Babhale kanjani kabili?

04:02.500 --> 04:03.500
‪[uMatipa akhiphe umoya]

04:05.166 --> 04:08.166
‪[ngesiNgisi] Umcimbi wokuqala njengomama
‪nengxenye yomndeni wakwaGomora,

04:08.250 --> 04:10.125
‪futhi yilokhu okwenzekayo.

04:10.208 --> 04:11.583
‪[ngesiZulu] Uyazi ukuthini?

04:12.958 --> 04:14.125
‪Sizoyibamba kwami,

04:14.958 --> 04:16.500
‪emzini wami.

04:16.583 --> 04:19.333
‪[ehleka usulu] Uzobe ekuphi uJoyce?

04:19.416 --> 04:21.000
‪Uzakuqina.

04:24.208 --> 04:25.291
‪[ngesiNgisi] Bese kuthi-ke?

04:26.208 --> 04:27.208
‪Jo?

04:29.625 --> 04:30.625
‪Jonasi!

04:30.708 --> 04:36.125
‪[ngesiZulu] UJoyce wavuma ngempela ukuthi
‪ubenephathi yezingane zakho emzini wakhe?

04:36.208 --> 04:37.208
‪Angazi.

04:37.291 --> 04:42.083
‪Mhlawumbe yindlela yakhe yokungibonisa
‪ukulungele ukubeka yonke into ngemuva

04:42.166 --> 04:44.166
‪ukuze sonke siqale kabusha.

04:44.250 --> 04:45.541
‪-Joyce.
‪-[engingiza]

04:46.166 --> 04:47.791
‪Ubukeka umuhle.

04:47.875 --> 04:50.000
‪-Leyo ngubo ibukeka kahle kuwe.
‪-Kwanele ngengubo.

04:50.083 --> 04:51.208
‪Kwenzakalani lapha?

04:51.291 --> 04:53.791
‪Oh, iphathi yokubhapathizwa kwamawele
‪izobanjelwa lapha.

04:54.375 --> 04:56.875
‪Jonasi, ungakwenzi lokho.
‪Uphazamisa inyoka emgodini wayo.

04:56.958 --> 04:58.750
‪-Inyoka?
‪-Usho ukuthini iphathi izoba lapha?

04:58.833 --> 05:03.041
‪Huh? Indawo bekuyi-Hibiscus Manor.
‪Umuzi wami ungene kanjani kulokhu?

05:03.125 --> 05:05.708
‪Indawo ibibhukhiwe kabili.
‪Kwakufanele senzeni?

05:05.791 --> 05:09.041
‪-Kuhlangene ngani lokho nami, Jo?
‪-Oh, Joyce. Awukahle.

05:09.125 --> 05:11.333
‪-Jonasi, ufuna ukungitshela ukuthi wena…
‪-Mmm.

05:12.000 --> 05:15.208
‪…awukwazanga ukubonisana nami kuqala,
‪njengomkakho, phambi kokwenza konke lokhu?

05:15.750 --> 05:20.875
‪Joyce, ngizamile ukukhuluma nawe ebusuku,
‪futhi wangangilalela.

05:21.750 --> 05:23.250
‪U-ASHLEY & HAYLEY GOMORA

05:23.333 --> 05:24.708
‪[kudlala umculo opholile]

05:25.833 --> 05:27.666
‪[izivakashi ziyaxoxa]

05:48.125 --> 05:49.125
‪[umculo uyama]

05:52.291 --> 05:53.458
‪-Hewu.
‪-Nonke nibahle.

05:54.166 --> 05:55.916
‪Abazange basitshele nangendikimba.

05:56.000 --> 05:58.291
‪Ngisho ne-ballerina igqoke ezimhlophe.
‪Yithi kuphela esingagqokanga.

05:58.375 --> 05:59.791
‪Kodwa lokho akunandaba. Sesikhona manje.

05:59.875 --> 06:02.625
‪Yima, Mama. Ngitshele.
‪Ingabe ngabhapathizwa mina?

06:03.500 --> 06:05.375
‪[ephefumulela phezulu] Nkosi yami, Sarah.

06:05.458 --> 06:07.791
‪Sthandwa sami, akumayelana nawe lokhu.

06:09.041 --> 06:11.083
‪Namuhla kumayelana namawele.
‪[ngesiNgisi] Ngiyacela.

06:12.041 --> 06:13.750
‪-[ngesiZulu] Hheyi, Sarah.
‪-Yebo?

06:14.666 --> 06:18.458
‪[Freedom] Bheka nje uyihlo.
‪Ucabanga ukuthi uphilile ngokomqondo?

06:18.541 --> 06:21.666
‪Mbuke. Uzenza ongcwele-ngcwele
‪phambi kwabo bonke laba bantu.

06:21.750 --> 06:24.708
‪Abazi ukuthi usiphathisa okwezinja.

06:24.791 --> 06:25.791
‪[enxapha]

06:25.875 --> 06:27.625
‪-[ukuxabana]
‪-[Matipa] Umfowenu lowo.

06:27.708 --> 06:30.083
‪[ehleka]

06:30.166 --> 06:32.916
‪-Singaxoxa?
‪-[Matipa] Ngizobuya khona manje.

06:33.000 --> 06:34.708
‪Unesibindi, Matipa.

06:34.791 --> 06:38.833
‪Nihlela imicimbi emzini wami
‪ngingazi mina?

06:39.375 --> 06:40.916
‪-Ubungazi?
‪-Musa ukuzenzisa.

06:41.000 --> 06:43.791
‪Angizenzisi, Joyce.
‪Bengicabanga ukuthi uJo ukutshelile.

06:43.875 --> 06:46.041
‪-Wawungenalo ilungelo--
‪-Hayi, hayi, hayi.

06:46.125 --> 06:47.333
‪"Ilungelo"?

06:47.416 --> 06:50.541
‪[ehleka usulu] Ake ngikukhumbuze
‪mhlawumbe usukhohliwe.

06:50.625 --> 06:53.208
‪-Lokhu kuyikhaya lamawele futhi.
‪-[ehleka]

06:53.750 --> 06:55.166
‪Ngingakukhohlwa kanjani lokho?

06:55.250 --> 06:59.250
‪Uhlezi usendlebeni yami
‪ungikhumbuza nsuku zonke.

06:59.333 --> 07:01.375
‪[Matipa] Uyazi, ngicabange ngempela ukuthi

07:02.000 --> 07:06.458
‪wenze lesi senzo esihle ukuze usibonise
‪ukuthi uwamukele amawele.

07:06.541 --> 07:10.291
‪-Oh?
‪-Kuyacaca ukuthi yimina osephutheni.

07:10.375 --> 07:13.875
‪Oh, usephutheni ngempela. Kakhulu futhi.

07:13.958 --> 07:15.208
‪Lalela.

07:15.291 --> 07:17.958
‪Kukhona inkinga eyodwa ngawe.

07:18.041 --> 07:24.708
‪Ulokhu ukhohlwa ukuthi ulapha namuhla
‪ngoba ngikuvumele.

07:24.791 --> 07:28.958
‪-Oh?
‪-Ikusasa lakho lisezandleni zami.

07:29.041 --> 07:30.625
‪Usubonile ukuthi bathini ngawe
‪ezinkundleni zokuxhumana?

07:30.708 --> 07:31.750
‪Bathini?

07:31.833 --> 07:34.791
‪Bathi ungumshayi wekhaya othanda imali.

07:34.875 --> 07:36.000
‪Hmm?

07:36.083 --> 07:38.208
‪Futhi lokho akusuki.

07:38.291 --> 07:42.666
‪Lezo zingane zizokhula ngelinye ilanga
‪futhi zifunde konke okulotshwe lapho.

07:42.750 --> 07:46.916
‪Bazobona ukuthi uyinyoka kanjani
‪umama wabo.

07:47.458 --> 07:48.583
‪[anxaphe]

07:49.416 --> 07:50.541
‪Kuyanyanyisa.

07:51.541 --> 07:53.041
‪[ehefuzela, ekhuluma isiNgisi] Mngane.

07:53.666 --> 07:54.666
‪Ingabe ukahle?

07:54.750 --> 07:56.791
‪-[Grace] Joyce, ngiyacela.
‪-[Joyce] Ma.

07:57.416 --> 07:58.750
‪[ngesiZulu] Awukahle, Ma.

08:01.083 --> 08:02.166
‪Kwenzakalani?

08:02.250 --> 08:04.458
‪-Umama wakho.
‪-[ehleka kancane] Kwenzekeni?

08:04.541 --> 08:06.625
‪Mfwethu. Eish. Uyazi…

08:06.708 --> 08:07.708
‪Yima.

08:07.791 --> 08:09.250
‪[ukubhibhidla]

08:09.333 --> 08:11.208
‪[Mpume] Ubani u-Ashley
‪futhi ubani uHayley?

08:11.291 --> 08:13.125
‪[Menzi] Awukakwazi namanje ukuwahlukanisa?

08:13.208 --> 08:14.541
‪-Ingabe uyangahlulela?
‪-Yima.

08:14.625 --> 08:17.250
‪[ngesiNgisi] Lona ngu-Ashley
‪bese kuba nguHayley.

08:17.333 --> 08:18.333
‪Kulungile.

08:18.416 --> 08:19.875
‪[ngesiZulu] UHayley angazi…

08:19.958 --> 08:22.208
‪Oh, ingono kaHayley iyona ebomvana.

08:22.791 --> 08:24.625
‪-Yebo.
‪-Uyazi ngisho nezingono zabo?

08:24.708 --> 08:27.583
‪Hawu phela, bengi… [engingiza]
‪bengilokhu ngibavakashela.

08:27.666 --> 08:29.958
‪-[ukubhuqa]
‪-Ngingumfowabo omdala.

08:30.041 --> 08:31.875
‪-Oh.
‪-Bangodadewenu nabo.

08:33.000 --> 08:35.000
‪-Ngiyazi.
‪-Yebo. Mnikeze,

08:36.000 --> 08:37.250
‪-ukuze akuthande.
‪-[elungisa umphimbo]

08:37.333 --> 08:38.958
‪-Oh, ngakho akangithandi?
‪-[ehleka]

08:39.041 --> 08:40.041
‪Njengoba bengisho,

08:40.125 --> 08:41.583
‪-leso silima sasishada.
‪-Ehhe.

08:41.666 --> 08:43.583
‪Akazange abonakale nangomshado wakhe.

08:43.666 --> 08:45.583
‪-Akazange abonakale? Hawu.
‪-Cha.

08:45.666 --> 08:47.500
‪-Hheyi, Jonasi.
‪-[uMagesh abhonge]

08:47.583 --> 08:49.041
‪Ngicela ukukhuluma nawe?

08:50.416 --> 08:53.833
‪-Bafo, nginike isikhashana.
‪-[ngesiNgisi] Kulungile.

08:53.916 --> 08:54.916
‪[ngesiZulu] Isikhashana nje.

08:55.583 --> 08:56.916
‪Halala.

08:57.000 --> 08:58.000
‪-Jonasi.
‪-Hmm?

08:58.083 --> 09:00.625
‪Uyazi ukuthi uhambe
‪izinto zingezinhle phakathi kwami nawe.

09:01.458 --> 09:05.000
‪Kodwa awukangifoneli
‪noma okungenani ufonele uSarah.

09:05.083 --> 09:08.000
‪Uma ubuka… [ehleka]
‪…isona isikhathi esifanele lesi?

09:08.583 --> 09:09.583
‪Noma indawo efanele?

09:09.666 --> 09:10.791
‪Hewu.

09:10.875 --> 09:13.583
‪Esiphi esinye iskhathi?
‪Asikho iskhathi esiyobuye sikhulume ngaso.

09:13.666 --> 09:15.041
‪Ukuze nje ungichazele…

09:15.541 --> 09:16.791
‪Sizobuya sixoxe.

09:17.541 --> 09:18.583
‪Hmm?

09:19.375 --> 09:20.416
‪[ehleba] Jonasi.

09:21.333 --> 09:23.208
‪-Njengoba bengisho, bhuti.
‪-[Magesh] Yebo.

09:23.291 --> 09:25.041
‪[uJonasi ukhuluma ngokungacacile]

09:25.791 --> 09:27.208
‪-Mmm.
‪-[kubabaza uMpume]

09:27.791 --> 09:30.625
‪-Uphuza kakhulu.
‪-Thela lokho kuma-mocktails enu.

09:30.708 --> 09:32.500
‪-[umunca amazinyo]
‪-[uMpume uyahleka]

09:32.583 --> 09:35.666
‪-Bangani, nginiphathele izindaba.
‪-[Lindani] Yebo.

09:35.750 --> 09:37.083
‪Abazali bakaBongs…

09:37.166 --> 09:40.458
‪[ngesiNgisi] …bazohamba ngesonto elizayo,
‪futhi ngihlela ukulahla ubuntombi bami.

09:40.541 --> 09:41.583
‪[Lindani, ngesiZulu] Nazo ke.

09:41.666 --> 09:43.416
‪-[uMpume egigitheka]
‪-[Lindani] Banjalo abantu besifazane.

09:43.500 --> 09:46.000
‪Ngakho-ke, ufuna ukuthi
‪isikhathi sakho sokuqala sibe kanjani?

09:46.083 --> 09:48.416
‪Ngifuna kube ngumlingo.

09:48.500 --> 09:50.333
‪-[Lindani, ngesiNgisi] Kulungile.
‪-Futhi ikhumbuleke.

09:50.416 --> 09:51.708
‪-[Lindani] Kulungile.
‪-Kube mnandi.

09:51.791 --> 09:53.041
‪[ngesiZulu] Ibambe khona lapho.

09:53.125 --> 09:54.625
‪[ngesiNgisi] Nginento ekufanele.

09:56.041 --> 09:59.708
‪-[ngesiZulu] Ake ngikukhiphele…
‪-[ekhuluma ngokungazwakali] Hayibo.

09:59.791 --> 10:01.541
‪Uhamba uphethe iphenti esikhwameni?

10:01.625 --> 10:04.750
‪Uma uya kuBonginkosi ugqoke lokhu…

10:05.583 --> 10:07.208
‪uyobonga iNkosi ngempela.

10:07.291 --> 10:08.666
‪Ayipheli ke lapho.

10:08.750 --> 10:09.916
‪[ngesiNgisi] Ibuye ibe namaparele.

10:10.958 --> 10:12.916
‪-[ngesiZulu] Ngiphinde ngibe nokhilimu.
‪-[Mpume] Lindani.

10:13.000 --> 10:14.791
‪Niyazi ukuthi lokhu kuyaphi, mantombazane?

10:15.583 --> 10:18.583
‪-[ngesiNgisi] Izindawo zamaqhinga.
‪-[Mpume, ngesiZulu] Cha. Uyazi yini?

10:18.666 --> 10:20.375
‪-Inikeza amavayibhu esifebe.
‪-Kahle bo…

10:20.458 --> 10:21.791
‪-Angiyifuni.
‪-…bamba ukhilimu.

10:21.875 --> 10:23.375
‪Ucabangani, Sarah?

10:23.458 --> 10:25.083
‪Hayibo.
‪[ngesiNgisi] Ucansi lweqile, Lindani.

10:25.166 --> 10:26.250
‪-Ah.
‪-[Sarah] Mm-mmm.

10:26.333 --> 10:29.791
‪[ngesiZulu] Futhi, Mpume,
‪ubungalindele yini umshado?

10:29.875 --> 10:31.916
‪UBongs isithandwa sami.

10:32.000 --> 10:34.333
‪Akufani nokuthi ngilahlekelwa ubuntombi
‪bami ngokunikela kuye.

10:34.416 --> 10:37.583
‪[Lindani] Akunjalo, mngane.
‪Uyindoda yakho.

10:37.666 --> 10:40.458
‪Hawu. Futhi, mantombazane,
‪into eningayazi nina,

10:40.541 --> 10:43.166
‪ukuthi uma ungalali nendoda, ngeke ihlale.

10:43.250 --> 10:44.625
‪Mina uBongs…

10:45.125 --> 10:47.750
‪[ngesiNgisi] …uyaqonda, umnene kakhulu.

10:47.833 --> 10:49.208
‪[ngesiZulu] Ngeke angikhohlise.

10:49.875 --> 10:51.375
‪Akafani nobaba.

10:51.458 --> 10:53.958
‪[Lindani ehleka] Cha, uqinisile.

10:54.041 --> 10:55.833
‪Ubaba wakho ngokunye.

10:56.375 --> 10:59.375
‪Awu… [ngesiNgisi] …abesilisa bayathanda
‪ukuthepha futhi bahambe, kodwa kulungile.

10:59.458 --> 11:02.625
‪[ukuhlanza]

11:02.708 --> 11:05.750
‪-[ngesiZulu] Hayibo. Lindani.
‪-[ehlanza]

11:07.250 --> 11:08.875
‪[ngesiNgisi] Ingabe kukhona okudingayo?

11:08.958 --> 11:10.708
‪[Lindani] Ngilungile. [ehefuzela]

11:10.791 --> 11:11.958
‪[indlu yangasese iyageza]

11:17.791 --> 11:18.791
‪[ekhipha umoya]

11:18.875 --> 11:20.166
‪[ngesiZulu] Yebo, ngilungile.

11:21.083 --> 11:22.458
‪I-tequila kuphela.

11:25.166 --> 11:26.583
‪-[uFreedom uyahleka]
‪-[ekhipha umoya]

11:26.666 --> 11:28.916
‪[Freedom] Hheyi, hheyi, hheyi.

11:29.000 --> 11:30.750
‪-Yini?
‪-Hheyi, hheyi, hheyi.

11:30.833 --> 11:32.291
‪Buka lobu buhle.

11:32.375 --> 11:33.583
‪NGIZIZWA NGIMUHLE
‪MHLAWUMBE NGEKE ISUSWE

11:33.666 --> 11:37.791
‪Uyabona, Menzi, uyena umuntu
‪ekumele simusayine simenze uNkk. Gomora.

11:37.875 --> 11:41.875
‪Cha. Cha, ungangitsheli ngoMihlali.

11:41.958 --> 11:44.625
‪Uyazi ukuthi uzobe engubani uNkk. Gomora.

11:45.166 --> 11:46.500
‪-Cha.
‪-Linda kancane.

11:47.125 --> 11:48.291
‪[Freedom] Hhayi, washo eqhamuka.

11:48.833 --> 11:50.125
‪[ngesiNgisi] Um, sawubona.

11:51.166 --> 11:52.291
‪Sawubona.

11:52.375 --> 11:54.250
‪[ngesiZulu] Kwenzenjani?
‪Awubukeki ulungile.

11:55.166 --> 11:57.666
‪Yebo, angizizwa kahle,
‪engathi ngingaphalaza.

11:58.708 --> 12:00.125
‪[ngesiBhunu] Oh, uxolo. Uxolo.

12:00.208 --> 12:06.750
‪[ngesiZulu] Awufuni ukungena endlini?
‪Ngingakwenzela ujinja noma yini.

12:07.375 --> 12:08.708
‪[anambithe umlomo] Ngiyabonga.

12:09.333 --> 12:11.833
‪[ephefumulela phezulu]

12:11.916 --> 12:15.000
‪Ngiyabona u-X akekho namuhla.

12:15.875 --> 12:17.125
‪Akezi?

12:17.208 --> 12:20.125
‪[equnga]
‪Kukhona inkinga encane esibhekane nayo.

12:21.000 --> 12:22.083
‪Ngeke eze.

12:23.416 --> 12:25.500
‪-[ngesiNgisi] Kulungile.
‪-[Bonginkosi, ngesiZulu] Isisho sithi…

12:25.583 --> 12:27.666
‪[ngesiNgisi] …kungcono ukufika
‪sekwephuzile kunokungafiki nhlobo.

12:27.750 --> 12:28.875
‪[bahleka bobabili]

12:28.958 --> 12:31.083
‪-[u-Ashley eqhuma]
‪-[Jonasi, ngesiZulu] Nkosi yami.

12:31.166 --> 12:32.625
‪Yebo, ntombi.

12:32.708 --> 12:34.416
‪-Mjikisele ekhamera, Jonasi.
‪-[ukuchofoza kwe-shutter]

12:34.500 --> 12:35.791
‪[umthwebuli wezithombe] Manje, uh,

12:35.875 --> 12:38.583
‪ngicela sithathe isithombe
‪samakhosikazi nje kuphela.

12:39.208 --> 12:40.375
‪[ehleka usulu] Hayibo.

12:42.916 --> 12:45.958
‪-MaJele.
‪-Cha, ngilungile. Ngiyabonga.

12:46.583 --> 12:47.583
‪Joyce.

12:57.833 --> 12:58.833
‪[Jonasi] Awuzwe ke.

12:59.416 --> 13:02.250
‪[engingiza] Mamathekani phela.

13:02.333 --> 13:04.916
‪Yebo. Nazo ke.

13:05.000 --> 13:07.208
‪-Thatha isithombe, mfo. Thatha isithombe.
‪-[ukuchofoza kwe-shutter]

13:07.291 --> 13:11.375
‪Bashayeleni ihlombe phela. Hawu.
‪Hawu. Abasebahle.

13:11.458 --> 13:12.750
‪Uhamba elala nawo wonke umuntu

13:12.833 --> 13:14.333
‪-bese elindele ukuthi simshayele izandla.
‪-Cha.

13:15.083 --> 13:17.083
‪Ake sithathe isithombe
‪nazo zonke izingane.

13:17.166 --> 13:18.166
‪-Oh, zonke izingane.
‪-Menzi.

13:18.250 --> 13:20.708
‪Yebo, izingane zami zonke azize.

13:20.791 --> 13:22.416
‪-Ugqoke njengobaba.
‪-[uJoyce uyahleka]

13:22.500 --> 13:25.083
‪Ugqoke njengobaba.

13:25.166 --> 13:26.875
‪Angikaze ngikuzwe ukhononda ngobaba wakho.

13:28.666 --> 13:29.666
‪[Jonasi] Kukhona oshodayo.

13:29.750 --> 13:32.166
‪-Wozani, bantabami.
‪-Oh, shame.

13:33.083 --> 13:34.625
‪Hamba uhlanganyele nabo.

13:35.375 --> 13:36.416
‪[Mpume, ngesiNgisi] Kuhle.

13:44.125 --> 13:45.958
‪[Jonasi] Ithi, "Shizi."

13:46.041 --> 13:48.291
‪-Shizi!
‪-[ukuchofoza kwe-shutter]

13:48.375 --> 13:50.166
‪-Nazo ke.
‪-[Magesh, ngesiBhunu] Ngiyaxolisa.

13:51.166 --> 13:52.250
‪Kwani?

13:53.291 --> 13:54.791
‪[ngesiZulu]
‪Ngiyakubona konke lokhu kuyakuthinta.

13:54.875 --> 13:56.041
‪[ehleka, anxaphe]

13:56.708 --> 14:00.041
‪Anginalutho mina. Ngibhorekile nje.

14:00.791 --> 14:01.916
‪Izingane zami.

14:02.000 --> 14:03.666
‪Uyamamatheka?

14:03.750 --> 14:05.333
‪[u-Ashley ekhala]

14:05.416 --> 14:06.625
‪Ingabe ulungile?

14:08.000 --> 14:09.000
‪-Hmm?
‪-Ingabe ulungile?

14:09.083 --> 14:10.250
‪-[Jonasi] Mamatheka.
‪-[ehleka]

14:10.333 --> 14:13.625
‪[ngesiNgisi] Um, empeleni,
‪ngicela ungisize ngokuthile?

14:30.541 --> 14:31.708
‪Matipa.

14:32.916 --> 14:34.083
‪[ekhipha umoya]

14:38.916 --> 14:40.625
‪[ngesiZulu] Ngicela uhlale phansi.

14:42.791 --> 14:43.791
‪[ekhipha umoya]

14:47.416 --> 14:48.416
‪Lalela.

14:51.208 --> 14:52.958
‪Ngicela ukuxolisa kuwena

14:53.958 --> 14:57.625
‪ngendlela engikhulume
‪nawe ngayo ekuqaleni.

15:00.875 --> 15:02.708
‪Nami ngifuna ukuxolisa, Joyce.

15:03.750 --> 15:08.083
‪Bengingazi ngempela ukuthi uJonasi
‪akakhulumanga nawe mayelana nephathi.

15:10.208 --> 15:11.208
‪Hmm.

15:11.291 --> 15:14.666
‪Uyazi, ngiyakuhlonipha kakhulu.

15:15.708 --> 15:20.500
‪Indlela ophatha ngayo yonke into
‪ngomusa ongaka kanye nesigaba.

15:20.583 --> 15:21.625
‪[ahleke usulu]

15:21.708 --> 15:26.416
‪Ngangingakwazi ukuyigcina ihlangene.
‪Ngacabanga ukuthi ngilahlekelwa ingqondo.

15:26.500 --> 15:27.500
‪[ngesiNgisi] Yebo…

15:28.333 --> 15:32.375
‪[ngesiZulu] Ukuze umuntu afike
‪kulelo zinga lomusa nesigaba…

15:34.500 --> 15:36.416
‪kuye kwadingeka ngizilolonge kakhulu.

15:37.250 --> 15:38.875
‪Hewu. [ekhipha umoya]

15:39.958 --> 15:40.958
‪Hmm.

15:41.583 --> 15:46.333
‪Ikhona kodwa into ewuyikhulumile
‪ekuqaleni ebiyiqiniso.

15:47.916 --> 15:51.916
‪Amawele uma elana ekhaya, asuke ekubo.

15:53.291 --> 15:57.791
‪Akubona okufanele ngiqondise
‪ulaka lwami kubona.

15:58.750 --> 15:59.791
‪Ngubaba wabo.

16:02.625 --> 16:03.625
‪Yebo.

16:04.875 --> 16:08.750
‪[ehleka] Uyazi, angizikholwa izinto
‪ezenziwa yileya ndoda kwezinye izikhathi.

16:08.833 --> 16:11.000
‪-[uJoyce ehleka usulu]
‪-Jonasi. [ehleka]

16:11.083 --> 16:12.583
‪-[ngesiNgisi] Yebo.
‪-[ngesiZulu] Hhayi.

16:19.250 --> 16:20.250
‪[Essie] Oh.

16:21.208 --> 16:25.000
‪-[uJoyce] Hawu! Essie bakithi. Uxolo.
‪-Ngicishe ngawela ematafuleni.

16:25.083 --> 16:26.291
‪Nina nobabili nikhululekile.

16:26.375 --> 16:28.041
‪-[ngesiNgisi] Uxolo.
‪-[ngesiZulu] Ngithelele.

16:28.125 --> 16:30.250
‪-Ngize ukuzothola okunye futhi. [ehleka]
‪-[uJoyce uyahleka]

16:30.333 --> 16:32.250
‪-Uyaphila kodwa?
‪-[Essie] Ngiyaphila.

16:32.333 --> 16:34.875
‪-Ah, kuhle lokho.
‪-Oh, Matipa.

16:35.416 --> 16:40.833
‪-Lo 'mcimbi muhle kakhulu.
‪-Ngiyabonga. [ehleka]

16:40.916 --> 16:44.458
‪Uzizwa unjani ukuba unkosikazi wesibili?

16:45.791 --> 16:47.291
‪Ingabe kumnandi? [ehleka]

16:48.375 --> 16:49.875
‪-[ebabaza]
‪-[uBonginkosi equma]

16:51.416 --> 16:53.875
‪[uBonginkosi ebubula, ehefuzela]

16:54.875 --> 16:57.333
‪-[aqume]
‪-Bongs.

16:57.416 --> 17:00.250
‪[ehefuzela, ekhuluma isiNgisi] Oh, shidi.

17:00.333 --> 17:03.666
‪-[ngesiZulu] Sthandwa sami, ngingachasisa?
‪-Wenzani, Bongs?

17:03.750 --> 17:05.583
‪-Ngicela ukukuchazela.
‪-Ekamelweni lami? [ngesiBhunu] Fusegi!

17:05.666 --> 17:08.541
‪-[ngesiZulu] Ngicela ukukuchazela.
‪-Fusegi! Ungangithinti!

17:08.625 --> 17:10.625
‪-[Essie] Hayibo!
‪-[uMpume ememeza]

17:10.708 --> 17:12.208
‪Joyce, sukuma. Izingane.

17:12.833 --> 17:14.000
‪Kwenzakalani?

17:14.083 --> 17:16.958
‪[ekhala] Phuma! Phumani!

17:17.625 --> 17:20.708
‪-Phuma ekamelweni lami!
‪-[Essie] Kwenzakalani?

17:21.416 --> 17:23.166
‪[ngesiBhunu] Fusegi! [ngesiZulu] Hambani!

17:23.250 --> 17:27.041
‪[ekhala] Usafunani lapha?
‪Phuma! Phuma, Bongs!

17:27.708 --> 17:28.708
‪-Kwenzakalani?
‪-Mpume.

17:28.791 --> 17:30.625
‪[ekhala] Hawema.

17:30.708 --> 17:32.666
‪-[uFreedom ememeza ngokungacacile]
‪-Hawu! Sarah!

17:33.375 --> 17:35.666
‪-[uFreedom ememeza ngokungacacile]
‪-[Essie] Sarah!

17:35.750 --> 17:37.708
‪-Woza, wena msunu.
‪-Awukahle.

17:37.791 --> 17:39.416
‪-[kumemeza uFreedom]
‪-Mshaye!

17:39.500 --> 17:40.875
‪-[Joyce] Cha! Hayibo!
‪-[ekhala]

17:40.958 --> 17:43.083
‪-[bememeza]
‪-[Joyce] Hayibo!

17:43.166 --> 17:45.291
‪-Wenzani?
‪-Mshaye!

17:45.375 --> 17:47.666
‪[ekhala]

17:47.750 --> 17:49.666
‪[Freedom] Awungiyeke!

17:49.750 --> 17:51.250
‪Wena sathane, phuma lapha.

17:51.333 --> 17:53.416
‪[Joyce] Magesh, awumyeke. Hayibo!

17:53.500 --> 17:55.125
‪-[Magesh] Fusegi!
‪-[Freedom] Uyabona wena.

17:55.208 --> 17:56.875
‪-Wena.
‪-[ngesiBhunu] Fusegi.

17:56.958 --> 17:59.291
‪[ngesiZulu] Hheyi, asambe!
‪Angiwazi lamanyala owenzayo.

17:59.375 --> 18:00.416
‪Asambe! [anxaphe]

18:01.166 --> 18:03.875
‪Asambe. Ungazonginyanyisa.
‪Ungibukisa ngabantu!

18:03.958 --> 18:06.333
‪-Kuyanyanyisa.
‪-[ekhala]

18:06.416 --> 18:07.500
‪[Joyce] Mpume.

18:10.125 --> 18:12.083
‪Jo, bhekana nengane.

18:12.625 --> 18:13.875
‪Hamba.

18:14.541 --> 18:17.250
‪-Joyce, hamba uyobheka umntwana.
‪-[ekhala]

18:17.333 --> 18:20.583
‪Ufuna ukuba nqunu phambi kwabo laba bantu?
‪Kuyanyanyisa.

18:24.166 --> 18:26.000
‪Sarah! Yey! Ngikhuluma nawe!

18:26.083 --> 18:28.083
‪Yey! Uyaphi? Ngikhuluma nawe!

18:28.166 --> 18:29.833
‪Imuphi usathane okungenwe wona?

18:29.916 --> 18:31.041
‪Ini?

18:31.583 --> 18:34.166
‪Usathane? [ehleka]

18:34.750 --> 18:36.708
‪Uyamazi usathane, Mzali? Hmm?

18:37.916 --> 18:40.583
‪-Awukakamboni usathane, Ma. Uyezwa?
‪-[kudlala umculo othusayo]

18:40.666 --> 18:41.958
‪Suka endleleni yami.

18:42.041 --> 18:44.333
‪-Awuyi ndawo.
‪-Ngithe suka!

18:44.416 --> 18:45.708
‪-Ma!
‪-Awuyi ndawo.

18:45.791 --> 18:47.250
‪-Ma! Ma!
‪-Awuyi… [ememeza]

18:47.333 --> 18:48.958
‪-[ememeza]
‪-[ebhonga]

18:49.666 --> 18:51.166
‪Ma! Ma!

18:51.750 --> 18:53.958
‪[ebubula, ebhonga]

18:57.541 --> 19:00.416
‪[kuvunguza ucingo]

19:01.000 --> 19:03.041
‪[ehefuzela] Mmm.

19:07.375 --> 19:08.625
‪[ukuvunguza kuyaqhubeka]

19:09.500 --> 19:10.500
‪[ngesiNgisi] Sawubona.

19:10.583 --> 19:12.333
‪[uSarah, ngesiZulu] <i>‪Kukhona okubi</i>
<i>‪okwenzekile kuMa.</i>

19:12.416 --> 19:14.208
<i>‪Ngicela ungisize. Ubaba angimtholi.</i>

19:14.291 --> 19:17.083
‪[ngesiNgisi] <i>‪Ngicela uze ngokushesha.</i>
<i>‪Ngiyacela. Ngiyacela.</i>

19:17.166 --> 19:18.958
‪[uMagesh, ngesiZulu] Oh, belulude losuku.

19:19.666 --> 19:20.958
‪Ikakhulukazi ku-Essie.

19:21.833 --> 19:23.041
‪Kuthiwani ngo-Essie?

19:24.708 --> 19:29.875
‪Ingane yabantu beyikubhekile uthatha
‪izithombe noMatipa kanye noJoyce.

19:29.958 --> 19:31.750
‪Ngathi uyakhohlwa ukuthi
‪naye ungumfazi wakho.

19:31.833 --> 19:33.458
‪Hheyi, bafo, kahle ukungibangela isicefe.

19:33.541 --> 19:34.750
‪Sekwanele engikuthola ekhaya.

19:35.791 --> 19:37.208
‪Ingabe kukhona ofuna ukukusho?

19:38.083 --> 19:39.083
‪Uh-uh.

19:39.708 --> 19:43.000
‪Ukuthi nje awuboni imihlatshelo
‪abantu abakwenzele kona.

19:43.583 --> 19:44.958
‪Njengami no-Essie.

19:48.208 --> 19:49.291
‪[ngesiNgisi] Umhlatshelo?

19:50.458 --> 19:51.500
‪[ngesiZulu] Wena?

19:52.208 --> 19:53.208
‪Jonasi.

19:53.750 --> 19:55.625
‪-Impilo yami imile.
‪-Hawu?

19:55.708 --> 19:58.166
‪-Bengingaba nowami umndeni. Hmm?
‪-[ehleka]

19:58.250 --> 20:00.166
‪Kodwa kufanele ngenze
‪sengathi ngishade no-Essie.

20:01.041 --> 20:02.125
‪Ngitshele, bafo.

20:02.791 --> 20:05.291
‪Iyiphi lempilo yakho engiyimisile mina?

20:06.375 --> 20:08.375
‪Ngoba ubungeke ube nalutho
‪ngaphandle kwami.

20:09.000 --> 20:10.375
‪[kudlala umculo othusayo]

20:10.458 --> 20:14.416
‪Oh, yebo. Yileso sikhundla onaso kwa-J&J.

20:15.625 --> 20:17.208
‪Ingabe ubona sengathi sikufanele?

20:18.791 --> 20:21.208
‪Ingabe ufanelekile? Hmm?

20:22.875 --> 20:24.416
‪Ngakho-ke umsebenzi wami ukuhlanza
‪ukungcola kwakho?

20:24.500 --> 20:25.500
‪Yebo.

20:26.333 --> 20:28.083
‪Ngoba usuyisigwili manje.

20:28.833 --> 20:31.250
‪Bhuti, iyodwa kuphela into
‪engifuna ukuyizwa lana kuwena.

20:31.833 --> 20:33.333
‪Ngiyabonga.

20:34.125 --> 20:35.916
‪[ngesiBhunu] Ngiyabonga, mphathi.

20:36.708 --> 20:37.833
‪Uyangizwa?

20:41.083 --> 20:42.916
‪[ngesiZulu] Uyangizwa na?

20:43.958 --> 20:45.958
‪Noma ufuna ngicabangisise yonke lento?

20:48.666 --> 20:49.875
‪Ngiyakuzwa.

20:50.458 --> 20:51.458
‪Bamba lokhu.

20:51.541 --> 20:52.916
‪[kudlala umculo othusayo]

20:55.375 --> 20:56.750
‪Ngiya endlini encane.

20:56.833 --> 20:59.666
‪[ehogela] Uma ngibuya lana,
‪ngibuye uziqoqile.

21:00.541 --> 21:02.041
‪Ungijwayela amasimba wena.

21:05.291 --> 21:06.583
‪I-NETCARE
‪MILPARK HOSPITAL

21:06.666 --> 21:07.958
‪[kukhala inhlabamkhosi]

21:09.125 --> 21:10.250
‪[Menzi] Nawa amanzi.

21:14.041 --> 21:15.083
‪Myeke.

21:16.083 --> 21:17.083
‪Sarah.

21:18.500 --> 21:19.625
‪[ekhala]

21:19.708 --> 21:21.916
‪Kwenzekeni ngempela?

21:22.000 --> 21:23.458
‪[kudlala umculo othusayo]

21:24.375 --> 21:25.791
‪Konke lokhu nguwena okwenzile.

21:26.500 --> 21:28.916
‪Konke lokhu kuyiphutha lakho.

21:35.291 --> 21:38.916
‪Uqonde ukuthini uma uthi
‪iphutha lami lonke leli? Ngenzeni?

21:39.000 --> 21:40.541
‪UMa ubezama ukukhusela wena.

21:41.541 --> 21:42.625
‪Engikhusela kwani?

21:42.708 --> 21:44.291
‪Ebekukhusela eqinis-- [ehogela]

21:46.875 --> 21:47.875
‪[uJoyce] Sarah.

21:49.416 --> 21:52.125
‪Iliphi iqiniso uma wakho
‪ebezama ukungikhusela kulona?

21:52.208 --> 21:53.791
‪[ephefumulela phezulu]

21:53.875 --> 21:55.583
‪-[uJoyce ehleba] Sarah?
‪-[ekhala]

21:57.583 --> 21:58.833
‪Khuluma.

21:58.916 --> 22:00.166
‪[umculo uyaqina]

23:15.250 --> 23:20.250
‪Izinhlokwana zihunyushwe ngu:
‪Lusanda Makupula
