WEBVTT

00:15.000 --> 00:16.875
‪-[kuphihlike ingilazi]
‪-[Joyce, ngesiZulu] Ubuqamba amanga.

00:16.958 --> 00:18.875
‪-Uzenzisa. Hhe?
‪-[Jonasi] Usuyangithuka ke manje.

00:18.958 --> 00:20.958
‪-Ufuna ukungilimaza?
‪-[amemeze]

00:21.833 --> 00:22.833
‪Uyangilimaza!

00:22.916 --> 00:24.625
‪Ngicela ungitshele, bekuzinsuku ezingaki?

00:24.708 --> 00:27.166
‪[ngesiNgisi] Izinsuku ezimbili, ezintathu?

00:27.750 --> 00:31.916
‪[ngesiZulu] Noma awukwazanga ukulinda
‪ukushibilika ngaphansi kwesiketi sakhe

00:32.000 --> 00:33.750
‪-ngemva kokuvuselela izifungo zethu?
‪-[kuhliphike izinto]

00:33.833 --> 00:34.958
‪Nalento yokuthi uyamxosha?

00:35.041 --> 00:39.500
‪Ubuzenzisa njengoba uhlezi uzenzisa uma
‪wenza izithembiso kimina?

00:40.250 --> 00:44.125
‪Jo, ngidinga ukuthi ungitshele lento ngoba
‪ngidinga ukuhleleka

00:44.208 --> 00:46.666
‪-ekhanda lami. [adonse umoya ngamandla]
‪-[ehleba] Joyce.

00:46.750 --> 00:49.291
‪[ngesiNgisi] Ngoba uma kungenzeki…
‪[ngesiZulu] …ngiyafunga!

00:55.541 --> 00:57.375
‪-[ahefuzele]
‪-[ngesiNgisi] Kulungile.

01:02.333 --> 01:03.583
‪[ngesiZulu] Kwa… Kwakuyileya mini,

01:04.250 --> 01:08.041
‪ngingathi ngicasukile indaba kaMenzi.

01:08.125 --> 01:09.708
‪-[ngesiNgisi] Awukahle, yima.
‪-[ngesiZulu] Musa ukuba ntekenteke!

01:09.791 --> 01:12.541
‪[angingize] Ngasuka la endlini
‪ngaya ehhovisi.

01:14.375 --> 01:16.625
‪Bengithi ngiyopholisa ikhanda.

01:16.708 --> 01:17.916
‪Lento yakho nongqongqoshe
‪iyaphela namuhlanje.

01:18.000 --> 01:19.583
‪-Uyangizwa?
‪-Ungazongijwayela kabi wena.

01:19.666 --> 01:21.208
‪Ushaya bani?

01:21.291 --> 01:23.333
‪-Ungowami wena. Uyangizwa ngithini?
‪-[ehefuzela]

01:23.416 --> 01:26.041
‪Bengingazi ukuthi uzoba khona lapha.
‪Gwiqiqi nangu usekhona.

01:26.708 --> 01:28.666
‪-[ngesiNgisi] Bengibuthaka.
‪-[bahefuzele bobabili]

01:28.750 --> 01:30.625
‪Uzisize ngami.

01:30.708 --> 01:32.708
‪[bahefuzele bobabili]

01:34.708 --> 01:35.708
‪[aqume uJonasi]

01:36.666 --> 01:38.333
‪-[abubule]
‪-[adonse umoya ngamandla uMatipa]

01:43.000 --> 01:44.000
‪[ngesiZulu] Futhi ke…

01:48.041 --> 01:51.958
‪emuva kwalobu busuku, eh,
‪ngayeka ukukhuluma naye.

01:53.541 --> 01:57.000
‪Ngamuvimba nasocingweni
‪ngamtshela ukuthi mina ngikhethe wena.

01:57.083 --> 01:58.708
‪-[ahlebe uJoyce] Mina?
‪-Yebo.

01:58.791 --> 02:00.416
‪Ungikhetha kanjani mina…

02:02.041 --> 02:06.083
‪bese uyokhulelisa omunye
‪umuntu wesifazane?

02:07.833 --> 02:09.000
‪-Ngamncenga. Ngamncenga…
‪-Hhe-eh.

02:09.083 --> 02:11.500
‪-[angingize] …ukuthi asikhiphe isisu.
‪-Hhe-eh.

02:13.333 --> 02:15.041
‪Kuthi angigiye.

02:20.708 --> 02:22.750
‪-[ahlebe] Bengifuna ukukutshela.
‪-[abhonge]

02:22.833 --> 02:24.708
‪[akhale] Ubufuna ukungitshela nini?
‪Usuhambile?

02:25.333 --> 02:27.208
‪-Noma ubuzobuya ekuzuleni kwakho?
‪-Cha.

02:27.291 --> 02:28.375
‪Ubuyephi?

02:29.708 --> 02:30.916
‪[ngesiNgisi] E-New York?

02:31.000 --> 02:32.375
‪-[ngesiZulu] Noma e-Washington?
‪-Yithi ngikutshele mina.

02:32.458 --> 02:34.166
‪Ngiyislima mina, ngiyislima.

02:34.250 --> 02:35.833
‪Ngakhula ngingenalutho.

02:35.916 --> 02:37.833
‪Ngingenaye umama,
‪ubaba nje owayehlezi edakiwe.

02:37.916 --> 02:40.416
‪Futhi uMagesh into ayeyifuna kimi
‪wayehlezi efuna izimali zami.

02:40.500 --> 02:42.333
‪Engenandaba nami. Ezenzisa.

02:43.375 --> 02:45.333
‪Ubufuna ukungisebenzisa.

02:45.416 --> 02:47.041
‪Cha, s'thandwa sami.

02:47.125 --> 02:48.291
‪Cha.

02:49.083 --> 02:51.333
‪Ngenze iphutha. [adonse umoya ngamandla]

02:51.416 --> 02:54.416
‪-Ngiyaxolisa. Ngiyacela, s'thandwa sami.
‪-[Joyce] Mm-mmm. Mm-mmm.

02:54.500 --> 02:57.666
‪-Joyce, ngiyacela.
‪-[ngesiNgisi] Cha. [akhale]

02:57.750 --> 03:01.083
‪-[Jonasi] Ngiyaxolisa, s'thandwa sami.
‪-[afinye, akhale]

03:01.166 --> 03:02.958
‪[ahlebe uJonasi] <i>‪Ngiyaxolisa</i>‪.

03:12.375 --> 03:14.083
‪[umngani, ngesiNgisi] Siyakwamukela, Mama.

03:14.750 --> 03:15.875
‪[ababaze uMatipa]

03:15.958 --> 03:20.750
‪[ngesiZulu] Bekungaba kuhle ukube
‪bekuthiwa ubaba walezi ngane ubekhona la.

03:20.833 --> 03:21.916
‪HALALA!
‪MAMA

03:22.000 --> 03:24.208
‪Hawu, mngani. Uchaze ukuthini manje?

03:24.916 --> 03:26.500
‪Kanti… Yima ke.

03:26.583 --> 03:28.166
‪Anizange nikhulume yini nobaba wezingane

03:28.250 --> 03:31.166
‪ukuthi njengoba usunezingane nje
‪senizoba umndeni ojabule?

03:33.833 --> 03:37.416
‪[angingize] Mngani, sengisho ukuthi ngeke
‪uze ukwazi ukunakekela lezi zingane wedwa.

03:37.500 --> 03:40.041
‪Oh, Zodwa. Kahleni bo.

03:40.125 --> 03:43.125
‪Ngisanezinhlungu zokuteta.
‪Nazi izinseka ngala zingibambile.

03:43.208 --> 03:45.083
‪Ngingaze ngiqhunyelwe izitishi
‪ngenxa yakho.

03:46.458 --> 03:48.750
‪[ngesiNgisi] Ngiyaxolisa.
‪[ngesiZulu] Ukuthi bengicabanga ukuthi,

03:49.833 --> 03:52.333
‪njengoba usumzalele namawele,
‪sekuzoba indoda yakho wedwa.

03:52.416 --> 03:53.750
‪Iyona vele indoda yami.

03:54.291 --> 03:58.083
‪Isizathu sokuthi angabi bikho la ingoba
‪loya mthakathi uqulekile esibhedlela.

04:01.083 --> 04:02.166
‪Ungazithunuki.

04:03.833 --> 04:05.166
‪Oh, kuzomele ngihambe.

04:07.750 --> 04:09.416
‪Kuzomele uhambe? Hawu?

04:09.500 --> 04:11.708
‪[angingize] Kanjani?
‪Awuluthathanga yini usuku?

04:11.791 --> 04:14.416
‪Akusithina sonke esimithele uMnu. Gomora.

04:14.500 --> 04:17.000
‪-[ngesiNgisi] Thina kusafanele sisebenze.
‪-[akhiphe umoya]

04:17.083 --> 04:20.125
‪Yebo, kulungile. Kulungile.
‪[ngesiZulu] Em, hamba. Ngizoba kahle.

04:21.583 --> 04:22.750
‪-Unesiqiniseko?
‪-Yebo.

04:22.833 --> 04:26.125
‪ISUSELWE KU-THE POLYGAMIST
‪KA-SUE NYATHI

04:29.208 --> 04:30.833
‪-[akhiphe umoya]
‪-[kuvuleke umnyango]

04:31.708 --> 04:32.708
‪[kuvaleke ngamandla]

04:32.791 --> 04:34.416
‪-[zikhale izingane]
‪-[amemeze] Hawu!

04:35.500 --> 04:37.833
‪[ngesiNgisi]
‪Nxese, nxese, nxese, nxese, mntanami.

04:38.625 --> 04:40.333
‪[ngesiZulu] Oh, ngiyaxolisa.

04:40.416 --> 04:42.375
‪-[kuqhubeke ukukhala]
‪-[ngesiNgisi] Kulungile. [ashushuzele]

04:43.916 --> 04:45.625
‪[kudlala umculo osheshayo]

04:54.416 --> 04:55.416
‪[uthule umculo]

04:56.375 --> 04:58.375
‪[kukhale amasondo]

04:58.458 --> 04:59.500
‪[ahefuzele]

04:59.583 --> 05:01.000
‪Hhayi bo. Wanaba manje, Menzi?

05:01.541 --> 05:03.708
‪Isikhathi sokuthi
‪ungiphumele emotweni yami.

05:05.416 --> 05:08.000
‪Angazi noma ubazwile yini uMa noBaba
‪izolo ebusuku?

05:09.333 --> 05:10.916
‪Bebeklwebhana nje ubusuku bonke.

05:12.333 --> 05:15.208
‪[akhiphe umoya] Sinengxoxo namhlanje
‪noMapaseka futhi…

05:15.916 --> 05:18.375
‪[ngesiNgisi] …kuthiwa kumele sidlale
‪ukuba umndeni ojabule.

05:19.250 --> 05:20.916
‪[ngesiZulu] Hhayi nawe uyamazi ke
‪uMa wakho unjani.

05:21.416 --> 05:24.500
‪Akanqeni ukuvele azihlekele kube ngathi
‪akwenzekanga lutho.

05:24.583 --> 05:25.583
‪[ngesiNgisi] Yebo.

05:26.375 --> 05:29.375
‪Ubanjwe yi-Ivory Oasis.

05:29.458 --> 05:32.458
‪[ngesiZulu] Iyona into eyenza ukuthi
‪aqhubeke ahlale noJonasi.

05:37.375 --> 05:42.250
‪Menzi, uMa uma engase alahlekelwe
‪umsebenzi wakhe angaqhubeka ahlale noBaba?

05:43.375 --> 05:44.541
‪Yini indaba?

05:44.625 --> 05:46.833
‪Yini ekwenza ucabange ukuthi uMa
‪angalahlekelwa umsebenzi wakhe?

05:48.333 --> 05:49.791
‪Angazi noma ngiyona yini,

05:49.875 --> 05:53.708
‪kodwa uma ngitshela uMapaseka iqiniso
‪namuhlanje engxoxweni…

05:53.791 --> 05:54.791
‪[aqunge uMenzi]

05:55.333 --> 05:56.916
‪-…ukuthi emshadweni abajabulile.
‪-Mm-mmm.

05:57.000 --> 05:58.000
‪[ngesiNgisi] Kunobuthi.

05:58.083 --> 06:00.375
‪[ngesiZulu] Nokuthi uJonasi akazincishi
‪ithuba lokuthi asiphoxe njalo.

06:00.458 --> 06:02.291
‪Hhayi uyabonake le oyicabangayo ungayenzi.

06:03.166 --> 06:04.916
‪Ungayenzi. UMa ngeke aze akuxolele.

06:05.000 --> 06:06.333
‪Wazini wena, Menzi?

06:07.208 --> 06:09.958
‪-Ngaphandle kwalokho ngizobe ngimukhulula.
‪-[kudume imoto]

06:11.208 --> 06:12.416
<i>‪Kungcono ngihluleke ngizamile.</i>

06:15.291 --> 06:16.708
‪[Joyce] Jo. Yima.

06:16.791 --> 06:18.416
‪-Jonasi, awukahle.
‪-[angingize]

06:18.500 --> 06:19.958
‪-Yini uyaphi?
‪-Yini?

06:20.041 --> 06:22.708
‪Awuz' ukungshiya, awuz' ukuhamba uye kuye.
‪Uyezwa?

06:22.791 --> 06:25.208
‪-Joyce, ngiyobona abantwana bami.
‪-Unesiqiniseko ukuthi izingane zakho lezo?

06:25.291 --> 06:26.416
‪-Hhayi suka.
‪-[ngesiNgisi] Cha, cha!

06:26.500 --> 06:30.291
‪[ngesiZulu] Uma kungabantwana bakho,
‪zithathe uzilethe la endlini sihlale nazo.

06:30.375 --> 06:31.375
‪-Bazohlala lana?
‪-[ngesiNgisi] Yebo!

06:31.458 --> 06:32.708
‪[ngesiZulu]
‪UMatipa soze ayivumele leyonto.

06:32.791 --> 06:33.958
‪-Ungalinge uyenze leyonto.
‪-Ini?

06:34.041 --> 06:36.291
‪Ungalinge uphathe igama lalowa mthakathi
‪la kimina.

06:36.375 --> 06:37.958
‪Uyazi Joyce, anginaso isikhathi salento.

06:38.041 --> 06:39.333
‪-[ngesiNgisi] Cha!
‪-[ngesiZulu] Ngicela ungayenzi lento.

06:39.416 --> 06:41.333
‪Ngenzeni? Yini engiyenzayo ebhedayo?

06:41.416 --> 06:43.708
‪-Ngokuvikela umndeni wami nomshado wami?
‪-Oh?

06:43.791 --> 06:46.875
‪Ngenkathi uya esibhedlela
‪ufuna ukubopha isibeletho,

06:46.958 --> 06:49.166
‪-ukuvikela lo mshado lokho?
‪-Ungayijikisi lento uyenze ngami.

06:49.250 --> 06:50.250
‪Cha. Ngiphendule phela.

06:50.333 --> 06:52.125
‪Musa ukuyijikisa lento uyenze ngami.

06:52.208 --> 06:53.458
‪-Hhayi, Joyce.
‪-[ngesiNgisi] Cha.

06:53.541 --> 06:57.416
‪-Cha, cha, Jo, cha! Jonasi.
‪-[ngesiZulu] Hhayi, hhe-eh. Joyce!

06:57.500 --> 06:59.208
‪-Jo!
‪-[azabalaze] Joyce.

06:59.291 --> 07:00.833
‪[aqunge] Wenzani?

07:00.916 --> 07:02.000
‪-Joyce!
‪-Hhe-eh.

07:02.083 --> 07:04.125
‪-Awukahle, Joyce. Ngiyeke, Joyce.
‪-[ngesiNgisi] Cha!

07:04.208 --> 07:06.416
‪-[ngesiZulu] Joyce, ngiyeke.
‪-Hhayi, ayi, ayi. Ungayenzi leyonto.

07:06.500 --> 07:08.833
‪-Wenzani?
‪-[ngesiNgisi] Cha! [ngesiZulu] Ungahambi.

07:08.916 --> 07:11.125
‪[ekhala uJoyce] Ngiyakucela. Ngiyakucela.

07:11.750 --> 07:13.166
‪Ngiyakucela.

07:13.250 --> 07:15.166
‪[ngesiNgisi] Kulungile, kulungile.

07:15.250 --> 07:17.625
‪[ngesiZulu] Kulungile ke.
‪Asingene endlini sikhulume.

07:17.708 --> 07:19.083
‪-[ngesiNgisi] Kulungile, s'thandwa.
‪-[ekhala]

07:19.166 --> 07:20.875
‪-Ngiyakucela.
‪-[ngesiZulu] Kulungile, s'thandwa sami.

07:20.958 --> 07:22.500
‪-Asiye endlini. Asambe.
‪-[ngesiNgisi] Kulungile.

07:22.583 --> 07:25.166
‪[ngesiZulu] Siyokhuluma kahle ngoba…
‪Sukuma, sukuma.

07:26.166 --> 07:29.666
‪Bazosibuka abantu, sibukwa abantu.
‪Isesilungwini la, asikwazi ukwenza lento.

07:29.750 --> 07:32.791
‪-Hhe-eh, s'thandwa. Ayenziwa leyo nto.
‪-[ngesiNgisi] Angina 'ndaba.

07:32.875 --> 07:34.291
‪-[ngesiZulu] Asingene ngaphakathi.
‪-[akhale]

07:35.166 --> 07:36.416
‪-[aklabalase] Jonasi!
‪-[ahefuzele uJonasi]

07:36.500 --> 07:38.541
‪Jo! Jo.

07:38.625 --> 07:40.750
‪-Awukahle. Hhe-eh.
‪-Hhayi, Joyce. Awungiyeke, Joyce.

07:40.833 --> 07:42.250
‪-Hhe-eh, Jo. [ngesiNgisi] Cha, cha, cha.
‪-Joyce.

07:42.333 --> 07:43.375
‪-[ngesiZulu] Hhe-eh na!
‪-Joyce, dedela.

07:43.458 --> 07:45.625
‪-[ukuklabalasa]
‪-[kudume imoto]

07:45.708 --> 07:49.541
‪Jo! Jo! Jo!

07:49.625 --> 07:52.250
‪-Jo! [ahefuzele]
‪-[kukhale amasondo]

08:00.041 --> 08:02.625
‪[evevezela]

08:11.125 --> 08:12.875
‪[ashushuzele]

08:13.541 --> 08:14.791
‪-[ateteme]
‪-Aw.

08:14.875 --> 08:15.875
‪[kungqongqozwe emnyango]

08:15.958 --> 08:17.375
‪-Ngena!
‪-[kuvuleke umnyango]

08:17.458 --> 08:18.958
‪-[eshushuzela]
‪-[umsindo wengane]

08:23.166 --> 08:24.541
‪-[kuvaleke umnyango]
‪-[umsindo wengane]

08:30.750 --> 08:32.875
‪-[iteteme]
‪-Ngiyabonga, Ma.

08:32.958 --> 08:34.000
‪Ngokufika.

08:35.333 --> 08:36.875
‪Yini engathi uwedwa nje pho la?

08:36.958 --> 08:38.833
‪Uwumdlezane wamawele?

08:38.916 --> 08:40.500
‪Uphi ubaba wabo?

08:40.583 --> 08:43.541
‪-Akekho.
‪-[ahleke usulu] Ake ngiqagele.

08:45.166 --> 08:48.041
‪-Unomndeni wakhe wangempela?
‪-[Matipa] Mmm, mmm, mmm.

08:48.125 --> 08:50.791
‪[ngesiNgisi] Ma… Ma, ngiyacela.
‪Hhayi manje. [ngesiZulu] Ngiyakucela.

08:50.875 --> 08:53.083
‪Inkinga yakho ukuthi awuzwa.

08:53.166 --> 08:56.833
‪-Ungukhanda limtshela okwakhe. Hhe?
‪-[ishawe yingwici ingane]

08:56.916 --> 08:59.625
‪Nunuza kaGogozi.
‪Yini ngathi unengwici nje?

08:59.708 --> 09:00.833
‪Awumulethe la umzukulu.

09:01.708 --> 09:03.541
‪-Letha, letha umzukulu wami.
‪-[iqhubeke ingwici]

09:03.625 --> 09:05.625
‪-Letha. Woza nanazi, sawubona.
‪-[ikhale ingane yesibili]

09:05.708 --> 09:08.500
‪-Sawubona, ngane kaGogo.
‪-Oh, uyeza uMa.

09:08.583 --> 09:10.875
‪[ugogo] Sawubona wena. Unengwici?

09:10.958 --> 09:11.958
‪[Matipa] Uyeza uMama.

09:12.041 --> 09:14.000
‪-[ugogo] Izophela le ngwici.
‪-[Matipa] Oh, ngiyaxolisa.

09:14.083 --> 09:16.416
‪-[ahefuzele, asho ngesiNgisi] Kulungile.
‪-[ugogo, ngesiZulu] Nazo ke.

09:16.500 --> 09:18.625
‪-Sizoyigeda thina le ngwici.
‪-[ashushuzele]

09:18.708 --> 09:19.708
‪-[ababaze]
‪-[zixoxe izingane]

09:19.791 --> 09:22.250
‪Nunuza. Isekhona ingwici?

09:23.083 --> 09:24.416
‪Izophela njena.

09:24.500 --> 09:26.458
‪-Sawubona.
‪-[Matipa] Mmm.

09:26.541 --> 09:28.083
‪[bobabili] Sawubona, wena.

09:28.166 --> 09:30.375
‪-[achofoze abhale]
‪-[lukhale ucingo]

09:30.458 --> 09:32.125
‪JONASI
‪NGIZOFIKA SESIHAMBILE ISIKHATHI…

09:32.208 --> 09:33.833
‪-[kukhale ucingo]
‪-[kungqongqozwe emnyango]

09:33.916 --> 09:35.666
‪USUKU LUMATASA!

09:35.750 --> 09:37.625
‪-Jonasi Gomora.
‪-Eish!

09:37.708 --> 09:39.791
‪-[ahleke] Inja yomdlalo.
‪-Hhayi bo.

09:40.541 --> 09:43.666
‪Wendoda. Washesha ke ukubuya e-Washington.

09:43.750 --> 09:46.041
‪-[bahleke bobabili]
‪-Awukahle.

09:46.791 --> 09:47.875
‪Ubuqamba amanga vele?

09:49.041 --> 09:50.791
‪[ahefuzele] Eish.

09:52.708 --> 09:54.083
‪UMatipa usetetile.

09:54.708 --> 10:00.291
‪Manje noJoyce wavele wathi thushu
‪esibhedlela. [anxaphe, ahefuzele]

10:01.458 --> 10:03.500
‪Kodwa ke… [ngesiNgisi]
‪…ubezogcina etholile.

10:05.458 --> 10:06.708
‪[ngesiZulu] Wena mfowethu wena…

10:08.833 --> 10:10.375
‪uthatha kancane ukuthembeka kwakhe.

10:10.458 --> 10:13.208
‪Ngelinye ilanga uzomthola
‪epakishile ehambile.

10:13.291 --> 10:14.291
‪[Jonasi] Hawu, ngeke.

10:15.000 --> 10:16.375
‪Ngiyamuthanda uJoyce.

10:18.125 --> 10:19.625
<i>‪Kakhulu futhi.</i>

10:21.083 --> 10:23.791
‪[ngesiNgisi] Yebo iqiniso.
‪[ngesiZulu] Ngimulimazile.

10:25.291 --> 10:26.500
<i>‪Ngimuhlazile.</i>

10:27.166 --> 10:28.791
<i>‪Kodwa uJoyce uyangithanda.</i>

10:28.875 --> 10:30.708
‪-Uyabo, mina noJoyce…
‪-[Magesh] Mmm?

10:31.416 --> 10:33.250
‪-…sohlukana ekufeni.
‪-[achize, ahleke]

10:33.333 --> 10:36.166
‪-[Magesh acule] ♪ <i>‪Emathuneni</i>‪ ♪
‪-[bahleke bobabili]

10:37.375 --> 10:38.916
‪[Magesh] <i>‪Hhayi sizobona.</i>

10:39.000 --> 10:42.250
‪[kudlale umculo ohlasimulisayo]

10:43.291 --> 10:45.125
‪[akhale]

10:45.208 --> 10:48.958
‪[asho kude uJonasi] <i>‪Yimi nawe manje.</i>
‪[ngesiNgisi] <i>‪Ngunaphakade.</i>

10:49.041 --> 10:51.291
‪[akhale, avevezele uJoyce]

10:51.375 --> 10:53.291
‪[Jonasi, ngesiZulu]
<i>‪Ngila, angiyi ndawo.</i>

10:53.375 --> 10:54.791
<i>‪Ngiyakuthanda.</i>

11:05.875 --> 11:07.375
‪[udokotela] <i>‪Sikhuluma nje, omunye</i>

11:07.458 --> 11:10.541
<i>‪ule ezansi, ubezothola umntwana.</i>

11:11.958 --> 11:13.250
‪[kuqhubeke umculo ohlasimulisayo]

11:19.750 --> 11:21.125
‪[uqine umculo]

11:33.541 --> 11:35.208
‪[umuntu] <i>‪Uyitholephi inombolo yami?</i>

11:35.958 --> 11:39.416
‪[Joyce] <i>‪KuSithole.</i>
<i>‪Wayazana nobaba wami kudala.</i>

11:42.666 --> 11:44.708
‪Uyakwazi ukusisebenzisa?

11:53.791 --> 11:55.833
‪-[kudlale umculo wedrama]
‪-[sinxaphe isibhamu]

11:57.291 --> 11:59.000
‪[kuwe inhlamvu]

11:59.083 --> 12:01.416
‪[umnini sibhamu]
‪Uzokukhumbula lokhu engikubonise khona?

12:01.500 --> 12:02.500
‪[kudlale umculo oshubile]

12:22.416 --> 12:23.541
‪[uqinise umculo]

12:31.208 --> 12:32.625
‪-Ha!
‪-Umsindo.

12:32.708 --> 12:34.333
‪-Yini?
‪-Uzongivusela izingane.

12:34.416 --> 12:35.416
‪Oh.

12:36.958 --> 12:38.291
‪Balele?

12:38.958 --> 12:40.416
‪Uma wakho ufike nini?

12:41.125 --> 12:42.541
‪-Ufike nini?
‪-Mm-mmm. [adonse umoya ngamazinyo]

12:42.625 --> 12:45.041
‪Uyangilimaza.

12:45.125 --> 12:47.791
‪Oh? [adonse umoya] Kulungile, nxese.

12:48.375 --> 12:50.791
‪Nxese.

12:51.541 --> 12:53.791
‪-Yeka lento oyenzayo. Ngiyakucela.
‪-[adonse umoya ngamazinyo]

12:53.875 --> 12:55.500
‪Kodwa ngiyakufuna.

12:55.583 --> 12:58.125
‪-Ngiyakufuna--
‪-Ngifuna ukwazi ukuthi uJoyce utheni.

12:58.208 --> 12:59.833
‪Asiye ngale.

12:59.916 --> 13:01.083
‪Asiye ngalena--

13:01.166 --> 13:02.583
‪-[ngesiNgisi] Kumele ngilinde…
‪-[abhonge]

13:02.666 --> 13:04.875
‪…noma amasonto ayisithupha
‪ngaphambi kokuthi ngenze okuthile.

13:05.458 --> 13:06.666
‪Amasonto ayisithupha?

13:07.583 --> 13:09.666
‪[ngesiZulu] Ngeke ngikwazi
‪ukulinda isikhathi eside kangaka.

13:10.250 --> 13:13.375
‪Yizwa. Yizwa amasonto ayisithupha lawa.
‪[adonse umoya ngamazinyo] Hhe?

13:13.458 --> 13:14.458
‪Yizwa nje. [ahefuzele]

13:14.541 --> 13:16.958
‪Ngeke ngiqhunyelwe izitishi mina
‪ngoba wena awukwazi ukulinda.

13:17.041 --> 13:19.041
‪[ngesiNgisi]
‪Uma kungukuthi usukhohliwe, Jonasi…

13:19.125 --> 13:20.666
‪-[ahefuzele]
‪-…ngitete ngomthungo.

13:21.375 --> 13:22.458
‪[ngesiZulu] Kulungile ke.

13:23.041 --> 13:26.041
‪Kodwa phela ziningi ezinye izindlela. Hmm?

13:26.666 --> 13:28.166
‪Angithi umlomo uyasebenza?

13:29.625 --> 13:31.583
‪Awusebenze umlomo. Hmm?

13:33.500 --> 13:35.375
‪[ahlebe] Awusebenze umlomo.

13:35.458 --> 13:37.250
‪[adonse umoya] Shona khona, s'thandwa.

13:37.791 --> 13:39.083
‪-Shona khona.
‪-Hawu, Jonasi.

13:39.166 --> 13:40.375
‪Shona khona, s'thandwa.
‪[adonse umoya ngamazinyo]

13:40.458 --> 13:42.625
‪Usheshe. Shona khona.

13:43.333 --> 13:44.333
‪Shona khona.

13:45.041 --> 13:47.541
‪-[adonse umoya ngamandla]
‪-[kuqhaqheke ibhande]

13:48.291 --> 13:50.500
‪-[amunce uMatipa]
‪-[adonse umoya ngamazinyo uJonasi]

13:51.750 --> 13:53.625
‪[adonse umoya ngamandla]

13:53.708 --> 13:55.625
‪[aqume, asho ngesiNgisi]
‪He-eh. Yehlisa ijubane, yehlisa.

13:57.291 --> 13:59.125
‪[kudlale umculo we-Afrobeats]

14:03.291 --> 14:06.125
‪[ngesiZulu] Manje ngempela uzoyenza lento
‪okade ukhuluma ngayo ekuseni?

14:06.208 --> 14:07.208
‪Ini?

14:07.291 --> 14:09.166
‪Ukwembula umshado kaMa noBaba kuMapaseka?

14:10.291 --> 14:11.333
‪[ngesiNgisi] Vele.

14:11.416 --> 14:14.416
‪[ngesiZulu] Iyona kuphela into ezokhulula
‪uMa kulo mshado wakhe onobuthi.

14:18.666 --> 14:19.791
‪Uzongisiza?

14:20.625 --> 14:21.833
‪Angihlanyi mina ekhanda.

14:22.625 --> 14:23.916
‪Uyigwala wena.

14:25.125 --> 14:26.791
‪-Sanibonani.
‪-[akhulume ngaphandle kwezwi] Sanibona.

14:27.708 --> 14:30.458
‪-Usefikile uMapaseka noma kwenzeka ini?
‪-Hhe-eh.

14:30.541 --> 14:31.791
‪[Lindani] Waqina pho manje?

14:31.875 --> 14:33.458
‪Uyamubo? Uyatatazela.

14:33.541 --> 14:35.375
‪-Khululeka, dedela igazi.
‪-[Lindani] Yebo.

14:35.458 --> 14:37.958
‪Kufanele ulalele uSarah.
‪Dedela igazi ukhululeke.

14:38.041 --> 14:40.000
‪Awuzibuke unjani. Ngathi u-Beyoncé.

14:40.083 --> 14:42.041
‪-[ancimfe] Anikahle nina.
‪-[ahleke]

14:42.791 --> 14:44.541
‪[Mpume, ngesiNgisi] Kulungile,
‪angishintshe ngigqoke.

14:44.625 --> 14:47.541
‪[ngesiZulu] Mina ngizokusiza ngoba lo
‪Beyoncé kumele ungamosheki.

14:47.625 --> 14:48.791
‪[aqume] Awukahle wena.

14:48.875 --> 14:51.250
‪[ngesiNgisi] Menzi, ngicela uxolo.
‪[ngesiZulu] Ngifuna ukushintsha.

14:53.916 --> 14:55.666
‪Ngicela ukukhuluma nawe.

14:59.625 --> 15:01.166
‪Eh, Lindani…

15:03.333 --> 15:04.875
‪Bengicela uku…

15:06.666 --> 15:07.958
‪Ngicela ukuxolisa…

15:08.833 --> 15:10.583
‪ngalento engiyenze kuwena.

15:11.208 --> 15:13.291
‪Iyona ndlela vele
‪owenza ngayo izinto, Menzi?

15:13.958 --> 15:15.083
‪Hmm?

15:15.166 --> 15:17.125
‪Uhamba uqabulana nanoma yimaphi
‪amantombazane?

15:17.208 --> 15:18.875
‪Cha.

15:18.958 --> 15:21.666
‪Futhi, wena kimina awusiyo
‪noma iyiphi intombazane.

15:21.750 --> 15:24.208
‪Ngizamile ukukuthumela imilayezo.

15:24.291 --> 15:25.291
‪Ngiwabonile.

15:29.083 --> 15:30.666
‪[ngesiNgisi] Lindani, ngikukhonzile.

15:32.708 --> 15:34.416
‪Ngikukhonzile nami, Menzi.

15:36.166 --> 15:39.166
‪[ngesiZulu] Kodwa ungubhuti kamngani wami.

15:40.458 --> 15:42.333
‪[angingize] Akusho lutho lokho.

15:42.416 --> 15:43.791
‪Ngithandana no-X,
‪uyakwazi nawe futhi lokho.

15:43.875 --> 15:45.541
‪Kumele ukuthi unginikeze ithuba

15:46.458 --> 15:48.500
‪ngikukhombise ukuthi ngizimisele
‪kangakanani ngawe.

15:49.750 --> 15:51.416
‪Ngifuna ukukukhombisa ukuthi
‪ngikuthanda kangakanani.

15:51.916 --> 15:54.791
‪Uyangithanda? [ahleke]

15:56.208 --> 15:57.541
‪Kahle bo, Menzi.

15:57.625 --> 15:59.916
‪Awuthi ngiyosiza uMpume aqede ukugqoka.
‪[ahleke]

16:00.000 --> 16:01.916
‪[akhulume ngaphandle kwezwi, ngesiNgisi]
‪Fakhi. Fakhi.

16:06.500 --> 16:07.541
‪[ngesiZulu] Ma.

16:14.875 --> 16:17.208
‪-Yey. Waze wamuhle.
‪-[atefe]

16:17.291 --> 16:19.291
‪-Yebo.
‪-[ateteme]

16:19.375 --> 16:21.833
‪-[Matipa] Sawubona.
‪-[Jonasi] Yebo.

16:21.916 --> 16:25.333
‪Hayley-Hayley. Aw.

16:25.416 --> 16:27.500
‪[kudlale umculo oshubile]

16:33.333 --> 16:35.500
‪[achofoze ucingo]

16:37.541 --> 16:38.958
‪[lukhale ucingo]

16:41.625 --> 16:44.833
‪-[kudume ucingo]
‪-Hhe? Hhayi bo.

16:44.916 --> 16:46.500
‪[atefe]

16:47.625 --> 16:48.875
‪[Jonasi] Kumele ngiluthathe.

16:50.125 --> 16:51.250
‪[ngesiNgisi] Sawubona?

16:52.458 --> 16:53.458
‪Joyce.

16:55.166 --> 16:58.708
‪[Joyce, ngesiZulu] <i>‪Sengibile nesikhathi</i>
<i>‪sokuthi ngicabangisise kahle izinto.</i>

17:01.458 --> 17:02.958
‪Woza ekhaya, Jo.

17:04.500 --> 17:06.708
‪Ukuze sizothola indlela eya phambili.

17:07.333 --> 17:09.291
‪[Jonasi] <i>‪Oh. Hhayi ke.</i>

17:10.083 --> 17:13.458
<i>‪Kwakuhle ke ukuzwa ukuthi uthe</i>
<i>‪ukwehlisa umoya kancane.</i>

17:14.958 --> 17:17.583
‪Ngizoza ekhaya khona manje.

17:18.458 --> 17:19.583
‪[axoxe umntwana]

17:22.166 --> 17:23.250
‪[kukhale ucingo]

17:29.666 --> 17:31.208
‪[ancimfe uMatipa] WeJonasi.

17:34.416 --> 17:36.416
‪-[atefe umntwana]
‪-Iyona into ezohlezi yenzeka le?

17:37.166 --> 17:42.250
‪Yokuthi njalo uJoyce uma eshaya ucingo,
‪ushiya yonke into, ushiya mina nezingane?

17:42.333 --> 17:44.333
‪[ngesiNgisi]
‪UJoyce uzimisele ngokuthi sihlangabezane.

17:45.416 --> 17:47.625
‪[ngesiZulu] Ngicabanga ukuthi mina
‪asimuzwe naye uthini.

17:47.708 --> 17:49.208
‪Angithi iyona lento ayifunayo.

17:49.791 --> 17:52.041
‪Ngoba ufuna wenze lento oyenzayo…
‪[ngesiNgisi] …futhi iyasebenza.

17:52.125 --> 17:54.916
‪[ngesiZulu] Awumuzwanga ocingweni
‪ubekhuluma kanjani. Ngimzwile mina.

17:55.000 --> 17:56.666
‪Anginendaba noJoyce.

17:56.750 --> 17:59.500
‪[ngesiNgisi] Ngiyakudinga njenga manje.
‪[ngesiZulu] Ngiyakudinga.

18:00.333 --> 18:01.500
‪Ufuna ngenzeni?

18:02.541 --> 18:03.541
‪Ngimuzibe?

18:03.625 --> 18:05.708
‪Futhi, awuwedwa. Ukhona uMawakho la.

18:05.791 --> 18:07.541
‪[ngesiNgisi] Uyazi ukuthini?
‪Kusho ukuthi wonke umuntu uqinisile.

18:07.625 --> 18:08.625
‪[ngesiZulu] Ngani?

18:08.708 --> 18:12.291
‪[ngesiNgisi] Ukuthi uzohlezi ukwenza
‪izinto zibe ngoJoyce nemizwa yakhe.

18:12.375 --> 18:13.583
‪Ngidinga ukuthi ube nozwelo…

18:14.208 --> 18:18.500
‪[ngesiZulu] …ucabange ukuthi uthole
‪kanjani ngalamawele.

18:19.708 --> 18:21.708
‪Futhi untekenteke njenga manje.

18:22.750 --> 18:24.041
‪Uyangidinga.

18:24.875 --> 18:28.125
‪-[kudlale umculo oshubile]
‪-[atefe umntwana]

18:28.208 --> 18:31.041
‪-Uzobuya?
‪-[Jonasi] Uyabona ke? Uyabona ke?

18:33.416 --> 18:34.875
‪[kuvuleke umnyango]

18:34.958 --> 18:36.375
‪-[akhiphe umoya ngamandla]
‪-[kuvaleke umnyango]

18:39.958 --> 18:43.166
‪Ngiyakwazi ngoba usungibuka usufuna
‪ukukhuluma. [ngesiNgisi] Ma, ngiyacela.

18:46.041 --> 18:47.416
‪-[Joyce, ngesiZulu] Mama.
‪-Mm-hmm?

18:48.958 --> 18:50.250
‪Kancane nje.

18:52.958 --> 18:55.458
‪Lalela. Ngidinga ukuthi…

18:56.458 --> 18:58.416
‪ungenzele into encane la.

19:00.666 --> 19:02.250
‪UJonasi uyabuya manje.

19:02.875 --> 19:06.666
‪Kanti ngibona ngathi sidinga isikhathi
‪sokuthi sike sixoxisane naye.

19:06.750 --> 19:09.625
‪Manje, wena awungiphumele nezingane.

19:09.708 --> 19:12.583
‪UnoMapaseka la ezansi ozoxoxisana nani.

19:12.666 --> 19:14.375
‪-Yini manje?
‪-Ngiyivalile leyo.

19:14.458 --> 19:15.541
‪[kudlale umculo osolisayo]

19:17.208 --> 19:18.666
‪Sisi, ukahle?

19:20.500 --> 19:24.125
‪Ngizoba kahle uma sengithe ukuxoxisana
‪nomyeni wami.

19:27.458 --> 19:28.916
‪[ababaze]

19:30.291 --> 19:31.500
‪[abezindaba bayaxoxa]

19:45.875 --> 19:47.208
‪[kudlale umculo osolisayo]

20:01.458 --> 20:02.541
‪[kufaseke ibhawoti]

20:06.125 --> 20:07.125
‪[akhiphe umoya]

20:09.916 --> 20:11.291
‪Joyce.

20:11.375 --> 20:12.541
‪[kukhokheke isibhamu]

20:15.791 --> 20:17.041
‪[uqinise umculo]

20:23.375 --> 20:24.541
‪[Jonasi] Ukhona?

20:36.208 --> 20:37.291
‪Joyce?

22:00.208 --> 22:05.208
‪Izihlokwana zihunyushwe ngu:
‪Ntokozo Nomasiko Msomi
