WEBVTT

00:28.291 --> 00:29.500
‪[ngesiZulu] Bakithi, Gesh.

00:29.583 --> 00:32.458
‪Bengazi ukuthi uthatha kancane,
‪kodwa bengingazi ukuthi kubheda kangaka.

00:33.666 --> 00:37.041
‪Kahle-hle, wena ufuna isinxephezelo sika-
‪R3.5 mitha?

00:37.125 --> 00:38.125
‪Gesh.

00:39.083 --> 00:42.041
‪Uma kungathiwa ngiyayithatha lento
‪ngiyiyise enkantolo…

00:42.125 --> 00:45.041
‪[ngesiNgisi] …i-J&J ngeke isinde
‪ezintweni engizozivezela umphakathi.

00:45.541 --> 00:47.750
‪[ngesiZulu] Nawe igama lakho
‪lohudulwa odakeni.

00:48.541 --> 00:50.458
‪Kungani ngikhuluma nawe? Uphi uJonasi?

00:50.541 --> 00:53.250
‪[ngesiNgisi] Indoda okuyiyo ethatha
‪izinqumo la.

00:55.208 --> 00:56.458
‪[ngesiZulu] Useholidini…

00:56.541 --> 00:58.291
‪-[kudlale umculo wedrama]
‪-…nomfazi wakhe.

01:00.125 --> 01:01.416
‪[ngesiNgisi] Fakhi!

01:01.500 --> 01:03.208
‪-[kukhala izinyoni]
‪-[kudlala umculo opholile]

01:05.083 --> 01:09.500
‪IZIMPOPHOMA ZIKA-VICTORIA

01:12.875 --> 01:14.041
‪[ngesiZulu] Ya.

01:14.541 --> 01:16.208
‪-[ehleka]
‪-Ya.

01:16.291 --> 01:19.125
‪Ngithe ukucambalala isikhathi esincane…

01:19.208 --> 01:21.208
‪-Mmm.
‪-…usuyabaleka uyanyonyoba?

01:21.291 --> 01:22.291
‪-Hmm?
‪-Ubucambalele.

01:23.250 --> 01:24.958
‪-Yima, usuwenzani?
‪-Mmm.

01:25.458 --> 01:28.125
‪-[aqume]
‪-Kahle, Jo. Kanti wena awusuthi yini?

01:28.208 --> 01:30.833
‪-Angisoze ngasutha mina.
‪-[ahleke]

01:30.916 --> 01:34.000
‪Isiphalaphala somkami? [aqume]

01:34.083 --> 01:36.166
‪[ngesiNgisi] Angasoze. Angasoze.

01:37.208 --> 01:38.750
‪-[aqume]
‪-Ya.

01:40.666 --> 01:42.375
‪[ngesiZulu] Lawo magama angiwaqali.

01:43.875 --> 01:44.875
‪Hawu?

01:46.708 --> 01:47.708
‪Kahleni.

01:49.791 --> 01:50.791
‪Yini?

01:52.166 --> 01:53.166
‪Lalela.

01:54.916 --> 01:55.916
‪Yimi nawe manje.

01:56.541 --> 01:58.666
‪[ngesiNgisi] Nguna phakade kulokhu.

01:59.666 --> 02:00.666
‪[ngesiZulu] Sengila manje.

02:01.416 --> 02:02.958
‪Ngila angiyi ndawo.

02:03.041 --> 02:04.958
‪[Joyce] <i>‪UJonasi ufuna isehlukaniso.</i>

02:05.041 --> 02:07.708
‪-Angeke ngize ngiwusayine lodoti!
‪-Awunakukhetha.

02:08.500 --> 02:10.291
‪Ngifuna ukuqondisa yonke into manje.

02:11.500 --> 02:12.500
‪[ahefuzele]

02:12.583 --> 02:13.833
‪-Ngiyakuthanda.
‪-Jo…

02:14.666 --> 02:17.375
‪Akusenani manje.
‪Kufanele siqhubeke siye phambili.

02:18.041 --> 02:19.041
‪Ngiyakuthanda.

02:19.708 --> 02:21.541
‪[ngesiNgisi] <i>‪Awukahle!</i>
‪[ngesiZulu] <i>‪Awukahle, Jonasi!</i>

02:21.625 --> 02:23.000
<i>‪Jo! Awukahle!</i>

02:25.875 --> 02:26.875
‪Ngiyakuthanda, sthandwa.

02:28.750 --> 02:30.000
‪[ngesiNgisi] Sthandwa.

02:30.083 --> 02:31.083
‪[ngesiZulu] Ngiyakuthanda.

02:32.375 --> 02:33.583
‪-[kudlale umculo opholile]
‪-Hmm?

02:35.041 --> 02:36.041
‪[ahlebe] Ngiyakuthanda.

02:37.208 --> 02:38.500
‪-Ngiyakuthanda.
‪-[akhiphe umoya ngamandla]

02:46.458 --> 02:47.708
‪Ngikuthanda la.

02:49.000 --> 02:50.000
‪[aqume uJonasi]

02:50.083 --> 02:51.666
‪-Ngikuthanda la.
‪-[ehefuzela]

02:52.791 --> 02:53.958
‪Ngikuthanda la.

02:54.041 --> 02:55.041
‪[aphefumule ngamandla]

02:59.500 --> 03:00.500
‪[aqume uJoyce]

03:10.333 --> 03:13.708
‪[Essie, ngesiNgisi]
‪…ishumi nesithupha, 17, 18, 19, 20.

03:13.791 --> 03:16.166
‪Kunye, kubili, kuthathu, kune, kuhlanu…

03:16.250 --> 03:18.625
‪-[ngesiZulu] Essie, iphelele leyo mali.
‪-Ngifuna ukuba nesiqiniseko.

03:18.708 --> 03:22.958
‪[amemeze] Uyazi into engimangazayo uJoyce
‪bengingazi ukuthi uyisdomu esingaka.

03:23.625 --> 03:25.000
‪Ucabanga ukuthi uJonasi uzoshintsha?

03:25.083 --> 03:26.708
‪-Hhayi bo.
‪-Kanti abantu bayashintsha emhlabeni.

03:26.791 --> 03:27.750
‪[ancimfe] Kuphi?

03:27.833 --> 03:32.500
‪Into engichazayo nje
‪ukuthi lento imehlisile.

03:32.583 --> 03:34.166
‪[ahleke] Yena!

03:34.250 --> 03:36.333
‪Ukuthi ubezitshela ukuthi uyinkosazane.

03:36.416 --> 03:38.625
‪Uphakeme uhleli le phezulu.

03:38.708 --> 03:39.708
‪[amemeze]

03:39.791 --> 03:41.291
‪-Akawabuze kithi amadoda.
‪-[Sarah] Ma.

03:41.375 --> 03:44.208
‪Umguqise phansi ngedolo.
‪Wehlela emhlabeni njengathi sonke.

03:44.291 --> 03:45.708
‪-Ma.
‪-Yini?

03:45.791 --> 03:46.791
‪Ngicela ifoni entsha.

03:49.541 --> 03:50.541
‪Kwenze njani ngefoni yakho?

03:51.291 --> 03:53.000
‪-Iphukile?
‪-Cha, cha.

03:53.083 --> 03:54.958
‪Bengisacela i-iPhone njengoMpume.

03:55.875 --> 03:57.500
‪[ababaze] Usuqalile futhi.

03:58.083 --> 04:02.333
‪Sarah, into oyishoyo kimi ukuthi ufuna
‪i-iPhone ngoba uMpume unayo?

04:02.416 --> 04:05.166
‪Ehhe, ngicela i-iPhone ngoba
‪uMpume unayo, Ma.

04:05.250 --> 04:06.666
‪Yey! Lalela…

04:06.750 --> 04:08.083
‪ISUSELWA KU-INDODA YESITHEMBU
‪KA-SUE NYATHI

04:08.166 --> 04:10.708
‪…uzokwehlisa izwi lakho. Uzokwehlisa
‪umoya. Uzongakhulumi nami kanjalo.

04:10.791 --> 04:14.250
‪Uzoyiyeka futhi lento okhuluma ngayo
‪uma ufuna ukungibona kahle.

04:14.333 --> 04:15.333
‪Hhayi bo!

04:15.416 --> 04:18.500
‪Sarah, ungangiqali uyezwa?
‪Ungangilingi, ungangilingi.

04:18.583 --> 04:20.666
‪Essie. Izwile ingane.

04:25.250 --> 04:26.833
‪Mm-mmm.

04:31.208 --> 04:32.208
‪[kudlala i-"Kupholiwe"]

04:51.625 --> 04:54.291
‪-[uthule umculo]
‪-[ngesiNgisi] Eh, lena,

04:54.375 --> 04:58.541
‪yenziwa esigodini okuthiwa yi-Loir.

04:58.625 --> 05:00.333
‪[ngesiZulu] Yebo, iseNingizimu neFransi.

05:01.833 --> 05:05.750
‪Le ikhuliselwa emigqomeni yepulangwe,
‪isikhathi esiyiminyaka engama-25.

05:07.291 --> 05:08.750
‪Uyazazi bo izinto.

05:08.833 --> 05:11.083
‪-Yebo.
‪-Lindani, asiqedeleni umsebenzi wesikole.

05:11.750 --> 05:13.833
‪[ngesiNgisi] Ngifuna ukukhululeka
‪sishaye umgwaqo.

05:13.916 --> 05:16.458
‪[ngesiZulu] Usacabangana nomsebenzi
‪wesikole nine-visa?

05:16.541 --> 05:18.666
‪Niphethe idladla laGomora?

05:18.750 --> 05:20.375
‪Ngithi mina asishaye ibhadu.

05:22.750 --> 05:23.750
‪Mm-mmm.

05:24.791 --> 05:26.416
‪Menzi.

05:26.500 --> 05:28.083
‪Uwena inhloko yaleli khaya.

05:28.166 --> 05:29.500
‪Uwena indoda, uthini?

05:32.708 --> 05:35.041
‪[ngesiNgisi] Eh, angazi.

05:38.333 --> 05:39.958
‪Yebo, sivinjwa yini?

05:40.833 --> 05:43.750
‪-Sivinjwa yini?
‪-Yebo, sing… singayenza.

05:43.833 --> 05:45.291
‪-Sivinjwa yini?
‪-Kulungile.

05:46.125 --> 05:47.708
‪[ngesiZulu] Zingane zakwaGomora?

05:47.791 --> 05:49.375
‪Nithini, siyayishaya lebhadu
‪noma senza njani?

05:49.458 --> 05:52.125
‪Asifonele noMbali simuzwe ukuthi uthini.

05:52.208 --> 05:53.416
‪Uyabona? Simubheke.

05:54.750 --> 05:56.291
‪[ngesiNgisi] Yebo, sawubona, Mbali.

05:56.375 --> 06:00.416
‪[ngesiZulu] Uyazi, mngani, bekumele
‪ubatshele ukuthi une-sex tape.

06:00.500 --> 06:02.958
‪Hmm? Uzoyikhipha
‪ufake uphawu lwenkampani. Hmm?

06:03.041 --> 06:04.333
‪I-JOYCEOASIS
‪NGIZIZWA NGIBUSISEKILE!

06:04.416 --> 06:05.791
‪[ancimfe] Ivutshele nguBaba wokunuka!

06:06.666 --> 06:10.458
‪Ngiyazi uJoyce oyihlele yonke lento
‪efuna ukuyozincengela kuJonasi.

06:10.541 --> 06:11.833
‪-[anxaphe]
‪-Uyabona amadoda…

06:11.916 --> 06:13.625
‪Uyabona amadoda, mngani?

06:13.708 --> 06:15.250
‪Yey amadoda izinja. Hmm?

06:15.750 --> 06:18.791
‪Ayakusebenzisa uma eqeda lapho
‪umuntu aphindele kumfazi wakhe.

06:18.875 --> 06:20.083
‪[aqunge, anxaphe]

06:22.250 --> 06:23.666
‪[ngesiNgisi] Uyazi ukuthini, mngani?

06:24.666 --> 06:26.000
‪Fakhi uJonasi.

06:26.083 --> 06:29.208
‪Fakhi uJonasi usihlama Gomora.

06:29.791 --> 06:31.000
‪[ngesiZulu] Uyazi ukuthi ngizokwenzani?

06:31.083 --> 06:35.541
‪[ngesiNgisi] Ngizothola indoda enamandla
‪angaphezulu kwawakhe kalishumi.

06:35.625 --> 06:37.291
‪-[ngesiZulu] Ungithatha kancane.
‪-Oh, yebo!

06:37.375 --> 06:39.125
‪[ngesiNgisi] Intombazane yami ke leyo.

06:39.208 --> 06:40.416
‪[kukhale amaqhwagi]

06:44.000 --> 06:45.375
‪[ngesiZulu] Asenze umntwana.

06:47.041 --> 06:49.333
‪-[ahleke] Awukahle.
‪-Ngiqinisile.

06:49.416 --> 06:52.125
‪-Hhayi bo, senze umntwana kanjani? Mm-mmm.
‪-Ehhe.

06:52.208 --> 06:54.708
‪-Lalela, sizomqamba uMlungisi.
‪-Oh.

06:54.791 --> 06:58.083
‪Uzolungisa yonke into yala ekhaya.

06:58.166 --> 07:01.000
‪-Mmm. [ngesiNgisi] Kulungile.
‪-Mm-hmm.

07:01.083 --> 07:04.416
‪[ngesiZulu] Ngicabanga ukuthi
‪ukhumbule izingane zakho.

07:04.500 --> 07:07.041
‪-Sthandwa sami, benginikhumbule nonke.
‪-Yebo, ukhumbule izingane zakho.

07:07.125 --> 07:08.333
‪Benginikhumbula nonke.

07:09.250 --> 07:10.250
‪Mm-hmm.

07:11.250 --> 07:12.666
‪Oh, nakhu okunye la.

07:12.750 --> 07:14.250
‪-Mm-hmm.
‪-Asambe ke siye ekhaya.

07:14.833 --> 07:16.833
‪-Sihambe kanjani manje siye ekhaya?
‪-Ekhaya.

07:16.916 --> 07:21.083
‪Hhayi bo, sisasalelwe usuku olulodwa lana.
‪Kufanele siphumule…

07:21.166 --> 07:22.166
‪Mm-mmm.

07:22.250 --> 07:24.166
‪-…sithokozisane.
‪-Sithokoze…

07:24.250 --> 07:26.041
‪-Kube mnandi.
‪-Kodwa… [ashwashwade]

07:26.125 --> 07:29.583
‪-Uyazi nje ukuthi ngifuna ukushisa inyama…
‪-Mm-hmm.

07:29.666 --> 07:31.583
‪…ngeSonto.

07:31.666 --> 07:33.791
‪-[Joyce] Usiko.
‪-[Jonasi] Hmm? Ngizokumangaza.

07:34.541 --> 07:35.958
‪[kukhale ucingo, luphendulwe]

07:36.916 --> 07:38.208
‪[ngesiNgisi] Sawubona, Baba.

07:38.291 --> 07:41.833
‪[ngesiZulu] <i>‪Zihamba kanjani izinto lapho?</i>
<i>‪Ngiyathemba ukuthi uNkazimulo nimnakekele.</i>

07:41.916 --> 07:44.500
‪Yebo, khona ujabule kakhulu noGogo.

07:44.583 --> 07:46.041
<i>‪Kuhle.</i>

07:46.625 --> 07:49.416
<i>‪Ngoba phela nangu udadewenu la</i>
<i>‪akaluphenduli ucingo lwami.</i>

07:50.375 --> 07:53.250
‪[ngesiNgisi] Oh, ngicabanga ukuthi
‪ulushiye luxhunyiwe phezulu.

07:53.333 --> 07:55.666
‪-[ngesiZulu] Ubufisa ukukhuluma naye?
‪-<i>‪Mm-hmm</i>‪.

07:57.041 --> 07:58.125
‪[ngesiNgisi] Ubaba.

07:58.208 --> 07:59.583
‪[ngesiZulu] Awungiyeke ngalowo wena.

08:00.083 --> 08:01.166
‪[Menzi] <i>‪Mpume.</i>

08:01.250 --> 08:04.125
‪[Joyce] Ngicela usuke ukuze
‪ubaba ahlale endaweni yakhe.

08:09.166 --> 08:13.000
‪Baba, ngicela ukuxolisa. Usaphumile.

08:13.083 --> 08:14.541
‪Yebo, ngicabanga ukuthi kukhona uLindani.

08:14.625 --> 08:16.250
‪[ngesiZulu] Menzi, musa ukuphosisa.

08:17.375 --> 08:20.625
‪Kodwa hhayi, akusenani. Ngifake espikheni.

08:24.500 --> 08:25.916
‪-[kukhale ucingo]
‪-<i>‪Mntanami</i>‪,

08:26.000 --> 08:29.500
<i>‪ngiyazi okwamanje ukuthi</i>
<i>‪ubona ngathi ngikuphoxile.</i>

08:31.875 --> 08:34.416
<i>‪Kodwa phela nginguyihlo,</i>
<i>‪kumele ningihloniphe.</i>

08:35.833 --> 08:36.833
<i>‪Nawe Menzi,</i>

08:38.125 --> 08:40.208
<i>‪nguwe omdala, sekumele uqine ube yindoda.</i>

08:42.208 --> 08:45.833
‪Ubaba akayi ndawo,
‪kuyomele nikwamukele lokho.

08:48.083 --> 08:49.083
<i>‪Bhabhayi.</i>

08:55.208 --> 08:59.833
‪Ngiyabonga, ngqongqoshe,
‪ngokuvuma ukuthi sibe nalesi sidlo.

08:59.916 --> 09:02.666
‪Kungimangazile kakhulu
‪ukuthola ucingo lwakho.

09:02.750 --> 09:07.208
‪Ngoba sonke lesi sikhathi,
‪bengizitshela ukuthi ujabulile e-J&J.

09:07.958 --> 09:11.791
‪[ngesiNgisi] Hmm, asithi nje i-J&J
‪bese ngingayidingi.

09:12.500 --> 09:14.458
‪-Uyazi, imigomo ilapho…
‪-[aqunge]

09:14.541 --> 09:15.958
‪…okuqala khona ushintsho lwangempela.

09:16.041 --> 09:19.916
‪Yingakho ngifuna ukushintsha umsebenzi.

09:20.000 --> 09:21.208
‪Wothi ngikutshele…

09:21.291 --> 09:24.166
‪[ngesiZulu] …asiyeke ukulokhu sishona
‪le nale njengezingane ezincane.

09:24.250 --> 09:25.541
‪Asihlale odabeni.

09:26.250 --> 09:27.250
‪Oh.

09:27.916 --> 09:29.333
‪Ngifuna ukukwazi kangcono.

09:29.416 --> 09:31.041
‪[kudlale umculo osolisayo]

09:31.125 --> 09:32.125
‪Oh.

09:33.416 --> 09:37.250
‪Yini ungqongqoshe abefisa ukuyazi ngami?

09:38.250 --> 09:39.458
‪Ngifuna ukwazi konke.

09:42.458 --> 09:43.500
‪Ngifuna…

09:45.041 --> 09:46.333
‪ukwazi wena wonke.

09:52.791 --> 09:54.833
‪[kudlale umculo wegqomu]

09:54.916 --> 09:56.625
‪[ingxoxo]

09:57.583 --> 09:58.833
‪-[Xolani] Phuza lapho.
‪-[ahleke uLindani]

10:00.958 --> 10:02.916
‪-Phuza lapho, phuza lapho.
‪-Ngiyabuya, uyezwa?

10:04.875 --> 10:05.875
‪[ahleke]

10:26.541 --> 10:27.541
‪[Menzi, ngesiNgisi] Sawubona.

10:30.833 --> 10:32.708
‪-Sawubona.
‪-Oh, sawubona, Menzi.

10:32.791 --> 10:33.916
‪-[ahleke]
‪-Hawu!

10:34.583 --> 10:36.625
‪[ngesiZulu] Namuhlanje usiphathele
‪ezikhala kahle?

10:36.708 --> 10:39.708
‪Umuntu ofana nawe uyadingeka empilweni.
‪[ahleke]

10:39.791 --> 10:40.791
‪-Sthandwa.
‪-[Xolani] Yebo.

10:40.875 --> 10:42.875
‪[ngesiZulu] Ngicela ubuke ukuthi
‪uMenzi usiphathele ini.

10:42.958 --> 10:45.291
‪-Ngicela usivulele.
‪-[ngesiNgisi] Oh, ya? [abhonge]

10:45.375 --> 10:46.875
‪[ngesiZulu] Angibambe namaqhwa.

10:47.875 --> 10:50.583
‪Sthandwa, ufuna siyiphuzele la
‪noma siyiphuzele ngaphandle?

10:50.666 --> 10:53.958
‪Ngicabanga ukuthi kumele
‪siyiphuzele ngaphandle.

10:54.041 --> 10:55.666
‪-[ngesiNgisi] Ngempela? Ngempela?
‪-Yebo. [ahleke]

10:55.750 --> 10:57.000
‪-Siyabonga, bafo.
‪-Siyabonga, Menzi.

10:57.083 --> 10:59.041
‪Uhamba phambili. Mwah! [ahleke]

10:59.625 --> 11:01.458
‪[ehleka uFreedom]

11:02.291 --> 11:04.583
‪[ngesiZulu] Hawu, inja bafethu.

11:04.666 --> 11:07.333
‪Hawu ezinye zazo. Umfana kamama.

11:07.416 --> 11:08.916
‪Uyazi ini, 'nja yami?

11:09.000 --> 11:13.416
‪-Le ntombazane ngathi idlala ngawe.
‪-[angingize] Obani laba ofika nabo manje?

11:13.500 --> 11:14.750
‪-Ngithe ufike wedwa.
‪-[aqunge]

11:14.833 --> 11:16.625
‪Olova. Khohlwa olova.

11:16.708 --> 11:19.291
‪-Hhayi, ayi, ayi. Hhe-eh.
‪-Lalela, ngifuna sishintshe izinto…

11:19.375 --> 11:21.833
‪-Uh-uh. Mm-mmm.
‪-…ngifuna wena ubuye ushintshe.

11:33.666 --> 11:35.833
‪-[akhiphe umoya ngamandla]
‪-Yini 'ndaba? Ukahle?

11:35.916 --> 11:38.041
‪Yebo, eh, ngikahle.

11:38.125 --> 11:40.291
‪-Awufuni ukubuyela ephathini?
‪-Hhe-eh.

11:40.375 --> 11:41.958
‪Nginombono ongcono.

11:42.041 --> 11:45.250
‪Awuthi siye egumbini lakho
‪sibe nesikhathi sisodwa.

11:45.333 --> 11:46.916
‪-Uyayazi into enjalo?
‪-Mm-mmm.

11:47.000 --> 11:49.500
‪Buka, Bongs.
‪[ngesiNgisi] Angikakakulungeli.

11:49.583 --> 11:51.625
‪[ngesiZulu] Sthandwa sami, lalela,
‪ngizoba mnene.

11:51.708 --> 11:53.625
‪-[aqume] Ngithembe.
‪-Bonga. Bongs.

11:53.708 --> 11:54.958
‪[ngesiNgisi] Kade siphuza, sthandwa.

11:55.041 --> 11:59.208
‪Kanti mina ngifuna isikhathi sami sokuqala
‪sikhetheke.

12:00.458 --> 12:01.458
‪[ngesiZulu] Uyangizwa angithi?

12:02.541 --> 12:03.833
‪[ahefuzele]

12:03.916 --> 12:07.708
‪Yebo. Kulungile.

12:07.791 --> 12:09.916
‪-Ngizokulinda. Yebo.
‪-Ngiyabonga.

12:10.000 --> 12:11.500
‪[ngesiNgisi] Ngiyezwa.
‪[ngesiZulu] Ngizolinda.

12:11.583 --> 12:12.916
‪[ngesiNgisi] Kulungile, ngiqabule.

12:15.666 --> 12:17.500
‪AMAPIANO

12:26.375 --> 12:27.375
‪[ahleke usulu]

12:28.208 --> 12:30.708
‪[ngesiZulu] Imali ngeke ikuthengele nje
‪istayela, uyazi?

12:30.791 --> 12:32.000
‪[anxaphe]

12:32.083 --> 12:33.083
‪[ahleke usulu]

12:36.083 --> 12:37.791
‪[kudlale umculo osolisayo]

12:43.875 --> 12:44.875
‪[uthule umculo]

12:44.958 --> 12:46.791
‪[kudlala igqomu]

12:50.541 --> 12:51.666
‪[athuke uJoyce]

12:53.250 --> 12:54.833
‪-Imihlola.
‪-[ngesiNgisi] Manje?

12:55.583 --> 12:57.375
‪[ngesiZulu] Zenzani manje, Babakhe,
‪lezi zingane zakho?

12:58.458 --> 12:59.916
‪Ma kaMenzi, ngizoshaya umuntu.

13:00.000 --> 13:01.833
‪-[Joyce] Awukahle, yima.
‪-[Jonasi] Ngizobabulala laba bantu.

13:01.916 --> 13:03.625
‪Yima, babakhe. Awukahle.

13:03.708 --> 13:04.708
‪[ingxoxo]

13:12.833 --> 13:14.000
‪[ekhwehlela]

13:19.750 --> 13:21.250
‪[ngesiNgisi] Yeyi!

13:21.333 --> 13:23.500
‪-[uthule umculo]
‪-[bahhumuzele]

13:23.583 --> 13:27.375
‪[ngezwi lokudakwa, ngesiZulu] Kahleni nje!
‪Ubani manje lo ocishe umculo? Siyadansa.

13:27.458 --> 13:28.708
‪[Mpume] Baba? [aqunge]

13:28.791 --> 13:29.916
‪Ufunani lana?

13:30.750 --> 13:31.750
‪[akhwehlele, aphalaze]

13:31.833 --> 13:34.250
‪Mpume, unjani uma unje? Unjani uma enje?

13:35.291 --> 13:36.791
‪-[Joyce] Mama.
‪-Zothi, phumani!

13:36.875 --> 13:39.541
‪Phumani emzini wami!
‪Phumani, phumani emzini wami!

13:39.625 --> 13:42.166
‪[ngesiNgisi] Phandle!
‪[ngesiZulu] Wonke umuntu!

13:42.250 --> 13:43.458
‪[ingxoxo]

13:43.541 --> 13:45.500
‪Yeyi, nina nobabili. Yeyi!

13:46.833 --> 13:47.833
‪Nilibangisephi?

13:51.375 --> 13:55.208
‪Lawa manyala eniwenzile emzini wami,
‪bengiwalindele kulo.

13:55.875 --> 13:57.208
‪Hhayi wena, Sarah.

13:57.708 --> 14:00.208
‪Bengizitshela ukuthi wena unengqondo.

14:01.083 --> 14:03.250
‪[ngokudakwa] Yey, fusegi. [ancimfe]

14:04.041 --> 14:05.833
‪Ngeke ngiwamele lamasimba mina.

14:05.916 --> 14:07.541
‪WeMenzi. Ey!

14:09.916 --> 14:11.541
‪Ngizokubona mngani wami, uyezwa?

14:12.625 --> 14:14.208
‪Asibonge, J.

14:14.291 --> 14:15.291
‪[ababaze]

14:16.083 --> 14:17.541
‪Lalela, mfana.

14:18.541 --> 14:20.166
‪Ngicela ungisize bandla
‪uhlukane nalo mfana.

14:20.250 --> 14:21.416
‪[Jonasi] Sarah, mlandele.

14:23.750 --> 14:24.958
‪Menzi,

14:25.041 --> 14:27.666
‪iyona ndlela yokungikhombisa
‪ukuthi usuyindoda manje?

14:27.750 --> 14:33.958
‪Kusho ukuthi njalo mina uma ngihamba
‪kumele nginitholele ozonigada?

14:34.750 --> 14:36.083
‪Bekumele ube indoda wena.

14:36.708 --> 14:38.000
‪Thatha udadewenu umyise ekamelweni.

14:38.833 --> 14:40.916
‪-Mpume. Asambe.
‪-[adonse amathe] Hmm?

14:43.625 --> 14:46.375
‪[Joyce] Mm-mmm, mm-mmm, mm-mmm.
‪Awuyi ndawo wena.

14:46.458 --> 14:48.958
‪Hlala la uqoqe wonke lodoti eniwenzile.

14:51.916 --> 14:53.125
‪Asambe, babakhe.

14:53.208 --> 14:54.291
‪[Jonasi] Yebo, asambe.

14:58.541 --> 15:00.041
‪-[kukhonkothe inja]
‪-[kukhale amaqhwagi]

15:02.958 --> 15:04.166
‪[kudlale umculo osolisayo]

15:22.833 --> 15:25.166
‪-[kudlale umculo onethemba]
‪-[Mpume, ngesiNgisi] Doti man!

15:25.250 --> 15:27.541
‪[ngesiZulu] Lindani, awulubonanga
‪ucingo lwami ngesikhathi uqoqa?

15:27.625 --> 15:30.666
‪Cha, mhlawumbe uSis' Ntombi uyazi.
‪Ubelana ekuseni.

15:31.416 --> 15:34.000
‪Ngimubuzile.
‪Uthe akayazi, Lindani, akayazi.

15:34.083 --> 15:35.875
‪Hhayi bo. Ninomsindo, anizizwa yini?

15:35.958 --> 15:37.375
‪[ngesiNgisi] Angilutholi ucingo lwami.

15:38.000 --> 15:39.500
‪[ngesiZulu] Uzamile ukulufonela?

15:40.583 --> 15:42.750
‪[ngesiNgisi] Letha ucingo lwakho.
‪Ngizobheka ku-Find My iPhone.

15:42.833 --> 15:44.375
‪[ngesiZulu] Haibo, eyi cha. [amemeze]

15:45.208 --> 15:47.375
‪-Ngicele. Kungani ungangiceli?
‪-[angingize]

15:47.458 --> 15:49.416
‪-[ancimfe]
‪-Hawu. [ahleke]

15:50.416 --> 15:52.416
‪-[ngesiNgisi] Sawubona.
‪-Sawubona.

15:52.500 --> 15:54.041
‪IPHONE (1)
‪87 DLADLA STREET, SOWETO

15:57.708 --> 15:59.125
‪[kudlale umculo osolisayo]

16:06.083 --> 16:07.791
‪[Mpume] Qo-qo.

16:07.875 --> 16:09.375
‪-Unjani, Ma?
‪-Yebo, Mpume.

16:09.458 --> 16:10.916
‪Mzala, ngicela ukubuza, ukhona uFreedom?

16:11.000 --> 16:13.041
‪-Hhayi bo, uzomenzani ubhuti wami?
‪-Ngilahlekelwe ucingo,

16:13.125 --> 16:14.333
‪i-Find My iPhone ithi ila eSoweto.

16:14.416 --> 16:18.041
‪Manje lento yakho uma ithi ila eSoweto
‪kusho ukuthi ikuFreedom?

16:18.125 --> 16:22.083
‪Cha, Ma. Bengizobuza uFree benoSarah
‪ukuthi abayazi yini ikuphi.

16:22.166 --> 16:24.250
‪Uthi uzobuza uSarah noFreedom?

16:24.333 --> 16:26.291
‪ULindani akahlali yini eSoweto?
‪Awumubuzi ngani yena umngani wakho?

16:26.375 --> 16:27.791
‪Ungazi uzongijwayela kabi wena.

16:27.875 --> 16:30.041
‪-Hhayi kahle wena.
‪-[anxaphe uLindani]

16:30.125 --> 16:31.416
‪Ubaba wakho akasona isigwili?

16:31.500 --> 16:33.625
‪Ngeke akuthengele entsha
‪njengoba ulahle le obunayo?

16:33.708 --> 16:35.875
‪-Uhlanganaphi wena nokuthi uyisigwili?
‪-[aqunge uFreedom]

16:36.458 --> 16:39.833
‪Umuntu ngathi ubhenge kakhulu izolo.
‪[aqunge]

16:39.916 --> 16:43.833
‪Uyabona nje okwanamhlanje… [aqunge]

16:44.541 --> 16:46.708
‪…ngathi ngishayiswe ibhasi.

16:47.833 --> 16:49.708
‪Hawu, yey. [ahleke]

16:49.791 --> 16:52.125
‪Lavele laphelela iqembu. Yini indaba?

16:52.208 --> 16:53.708
‪Freedom, ucingo lwami lulahlekile.

16:53.791 --> 16:54.875
‪[ngesiNgisi] Manje?

16:54.958 --> 16:56.291
‪Awukahle.
‪Ngiyazi ukuthi uwena oyithathile.

16:56.375 --> 16:57.875
‪[Freedom] Yey, yey!

16:57.958 --> 17:01.291
‪Usuka le kwaGomora uzongikhulumela uthuvi?

17:01.375 --> 17:04.708
‪Khululeka. Asambe siye emaphoyiseni
‪siyobabuza ukuthi abayazi yini ikuphi.

17:04.791 --> 17:06.416
‪[Freedom] Anginankinga mina.

17:06.500 --> 17:11.291
‪Ngingakuphusha sihambe siyobika
‪udaba lwakho emaphoyiseni.

17:11.375 --> 17:13.666
‪[ancimfe] Mpume, gede la.

17:13.750 --> 17:15.583
‪-Fusegi.
‪-Ungazomtshela ukuthi fusegi, Sarah.

17:15.666 --> 17:17.041
‪-Ngithena phumani!
‪-Vele siyahamba.

17:17.125 --> 17:19.083
‪-Hhayi fusegi!
‪-Yeyi!

17:19.166 --> 17:20.625
‪-Nayi le ngane?
‪-Hamba!

17:20.708 --> 17:22.083
‪Ma, awuqhubeke la.
‪Belokhu bebanga isicefe la.

17:22.166 --> 17:24.708
‪-Hamba! Hamba!
‪-Ngiyalufuna ucingo lwami.

17:24.791 --> 17:26.666
‪[anxaphe, amemeze]

17:26.750 --> 17:28.625
‪Ma, faka uflawa. [anxaphe]

17:28.708 --> 17:30.958
‪Babanjwe ibhabhalaza laba.

17:34.083 --> 17:35.083
‪Faka uflawa, Ma.

17:38.458 --> 17:42.083
‪Leya phathi bekungamele yenzeke
‪uMenzi ekhona.

17:42.166 --> 17:44.500
‪Bekumele ayivimbe. Namanje nje akujiki.

17:44.583 --> 17:46.916
‪Sekungathi uyakhohlwa ukuthi
‪uyisende lakoGomora.

17:47.000 --> 17:49.125
‪-[ngesiNgisi] Kulungile.
‪-[ngesiZulu] Ufuze ba? Akafuze mina.

17:49.208 --> 17:50.250
‪Hawu?

17:50.333 --> 17:53.083
‪UMenzi ngifuna ayiphathe i-J&J
‪ngelinye ilanga.

17:53.166 --> 17:55.958
‪[ahefuzele] Umfana naye untekenteke.

17:56.041 --> 17:58.208
‪[ngesiNgisi] Bayizingane ezilungile.

17:58.291 --> 17:59.958
‪[ngesiZulu] Abakhule manje.

18:00.833 --> 18:02.166
‪[ngesiNgisi] Kumele benze kangcono.

18:02.250 --> 18:06.250
‪[ngesiZulu] Ngicabanga ukuthi
‪kumele nawe ukhumbule ukuthi

18:06.333 --> 18:10.375
‪lonyaka lo okade bedlula kuwona,
‪lapho okade ungekho khona,

18:10.458 --> 18:13.541
‪izingane zidlule ezintweni eziningi
‪ezinzima.

18:15.000 --> 18:16.208
‪Sengibuyile manje.

18:18.375 --> 18:19.375
‪Angithi?

18:22.416 --> 18:24.125
‪-[akhiphe umoya]
‪-Lalela.

18:24.208 --> 18:29.833
‪Ngizocela mina la ukuthi lendaba yethu
‪yokuthi sahlukana, singasakhulumi ngayo.

18:37.333 --> 18:38.791
‪-[ngesiNgisi] Kulungile.
‪-[ngesiZulu] Awuzwe ke.

18:40.500 --> 18:42.208
‪-[ngesiNgisi] Lalela.
‪-Mmm.

18:42.291 --> 18:46.166
‪[ngesiZulu] Ngicela ungixolele kancane,
‪ngidinga indlu yangasese.

18:46.250 --> 18:47.333
‪-Awufuni ngikuphelezele?
‪-Ngiyaxolisa.

18:47.416 --> 18:49.041
‪-Ungiphelezele kanjani?
‪-Mm-hmm.

18:49.666 --> 18:51.875
‪Angidingi ukuthi ungiphelezele…
‪[ngesiNgisi] …kodwa ngizoshesha.

18:51.958 --> 18:53.916
‪-Kulungile?
‪-[aqume, asho ngesiZulu] Phuthuma.

18:54.416 --> 18:57.125
‪-Ngiyabuya. [ngesiNgisi] Kulungile.
‪-[ngesiZulu] Phuthuma.

19:15.750 --> 19:17.083
‪[akhiphe umoya ngamandla]

19:21.458 --> 19:22.458
‪Ngqongqoshe.

19:23.708 --> 19:27.458
‪[ngesiNgisi] Ah, Qabane uGomora.
‪Unjani, qabane?

19:27.541 --> 19:29.416
‪-[ngesiZulu] Hhayi siphilile.
‪-[ngesiNgisi] Kuhle, kuhle, kuhle.

19:29.500 --> 19:32.916
‪-Kuhle, kuhle.
‪-[ngesiZulu] Ngiyabona uhleli namaqabane.

19:33.708 --> 19:35.958
‪-Sawubona.
‪-Ngiyakubona.

19:36.041 --> 19:37.333
‪[Jonasi] Mmm.

19:37.416 --> 19:40.583
‪[ngqongqoshe] IsiZulu sithi,
‪"Indlu yakhiwa ngamaquphela enye indoda."

19:40.666 --> 19:43.791
‪-Hawu?
‪-Usesebenza emnyangweni wami manje.

19:44.416 --> 19:47.000
‪-Umsebenzi awenzayo muhle kakhulu.
‪-[Matipa] Aw. [ahleke]

19:47.083 --> 19:48.500
‪Usebenza ngokukhulu ukuzikhandla lokhu.

19:49.000 --> 19:50.833
‪Mmm. Hhayi, yena uyasebenza.

19:50.916 --> 19:53.083
‪-[ngqongqoshe] Yebo.
‪-[kudume ucingo]

19:54.375 --> 19:56.291
‪[ngesiNgisi] Oh, ngiyaxolisa.
‪Yilo wokuqala.

19:57.333 --> 19:59.708
‪-Qabane, yebo, yebo, yebo.
‪-[aqunge]

20:01.500 --> 20:05.541
‪Uma ungangixolela.
‪[ngesiZulu] Ngisaya ukuyoziphophotha.

20:08.458 --> 20:10.958
‪-Awukahle.
‪-[kudlale umculo osolisayo]

20:11.041 --> 20:13.041
‪-Niyabhebhana?
‪-Ah… [ahleke]

20:13.125 --> 20:15.416
‪-Uyakubhebha ungqongqoshe?
‪-[ngesiNgisi] Angisaphenduli kuwe manje.

20:15.500 --> 20:17.250
‪-Oh?
‪-Uma usukhohliwe.

20:17.333 --> 20:19.750
‪[ngesiZulu] Awungitshele, Jonasi.

20:21.083 --> 20:23.166
‪Umfazi wakho… [ngesiNgisi] …ngeke axakeke…

20:24.416 --> 20:27.166
‪[ngesiZulu] …ngokuthi ukuphi manje? Hhe?

20:27.250 --> 20:28.541
‪Ubaba wezingane zakhe.

20:29.708 --> 20:30.708
‪Hhe?

20:31.666 --> 20:33.000
‪[ahlebe] Ungazongijwayela kabi wena.

20:33.083 --> 20:34.458
‪Ngikujwayela kabi mina?

20:53.208 --> 20:55.416
‪Ngifuna ubuyisele ucingo lukaMpume emuva.

20:55.500 --> 20:57.791
‪Hawu, Ma, angilwazi ucingo lwaMpume luphi.

20:57.875 --> 20:58.875
‪Sarah.

21:04.125 --> 21:05.125
‪Ngibheke.

21:07.750 --> 21:09.125
‪[akhiphe umoya ngamandla]

21:18.500 --> 21:20.291
‪[kudlala umculo wegqomu ezindlebeni]

21:20.375 --> 21:21.375
‪[alungise umphimbo]

21:26.000 --> 21:27.000
‪[Jonasi] Yey wena, mfana.

21:27.625 --> 21:28.625
‪[uthule umculo]

21:29.375 --> 21:30.375
‪Kungani…

21:31.791 --> 21:35.916
‪uvumele uMpume nabangani bakho baphendule
‪umuzi wami umuzi wezinhlanya?

21:36.666 --> 21:37.958
‪[Joyce] Babakhe.

21:38.041 --> 21:40.333
‪-Bengithi sikhulumile nje ngalento.
‪-Cha, Ma.

21:41.666 --> 21:43.333
‪Ngifuna lo mfana aphendule.

21:45.458 --> 21:49.958
‪[angingize] Baba, ngizamile ukubavimba.
‪Ungabuza uMpume.

21:50.041 --> 21:52.041
‪-Mpume!
‪-[Jonasi] Ngibuza wena.

21:52.625 --> 21:54.375
‪Angithi nguwe indlalifa yala ekhaya.

21:54.458 --> 21:58.958
‪Manje kungani uziphathise ukwento
‪engelutho, uyindodana yami?

21:59.041 --> 22:01.416
‪[ngesiNgisi] Ubungasiyo indoda yalo muzi
‪unyaka wonke.

22:01.500 --> 22:03.333
‪[ngesiZulu] Kungcono kabi noMenzi uyazama.

22:03.416 --> 22:05.125
‪[kudlale umculo osolisayo]

22:05.208 --> 22:06.208
‪Angizwanga?

22:08.791 --> 22:10.000
‪Uthini la kimina?

22:11.500 --> 22:12.791
‪Babakhe.

22:12.875 --> 22:14.041
‪Ukhuluma kanjani wena uma ukhuluma nami?

22:14.125 --> 22:15.583
‪Usufuna ukuba ubaba manje?

22:15.666 --> 22:18.333
‪Ubusishiyile phela wena, Baba.
‪Usukhohliwe yini?

22:21.208 --> 22:22.208
‪[ahleke usulu]

22:34.875 --> 22:36.458
‪Hhayi ke… [afinye]

22:37.666 --> 22:38.875
‪Hhayi, Mpume.

22:40.458 --> 22:41.458
‪[akhiphe umoya ngamandla]

22:42.500 --> 22:44.125
‪Lawa elakwaMndayina.

22:46.750 --> 22:47.750
‪Hmm.

22:53.833 --> 22:55.541
‪-[kuphuke ingilazi]
‪-[Joyce] Jo!

22:55.625 --> 22:57.375
‪[kudlale umculo wedrama]

22:57.458 --> 22:59.250
‪Ungalinge ukhulume nami kanjalo.
‪Siyezwana?

22:59.333 --> 23:00.333
‪Jonasi.

23:00.416 --> 23:02.000
‪[Jonasi] Angisiye untanga wakho mina.

23:02.583 --> 23:04.125
‪Uyangizwa, Mpume?

23:08.541 --> 23:11.791
‪Wena, yeka ukuba isiyoyoyo wena.

23:12.500 --> 23:13.708
‪Uqine.

23:13.791 --> 23:15.250
‪Phakama uma ngikhuluma nawe!

23:15.333 --> 23:16.750
‪-Kahle, kahle.
‪-Yeka ukuba isiyoyoyo!

23:16.833 --> 23:18.000
‪[umsindo ongezwakali]

23:21.916 --> 23:24.375
‪-Baba, myekele. Hawu!
‪-[ehefuzela]

23:26.166 --> 23:27.625
‪[Mpume] Ufuna ukumubulala?

23:30.916 --> 23:32.166
‪-[akhwehlele]
‪-Menzi, ukahle?

23:33.250 --> 23:34.250
‪Bhuti, ukahle?

23:35.500 --> 23:38.000
‪-[kuvaleke umnyango]
‪-[ahefuzele uMenzi]

23:38.083 --> 23:39.375
‪Kuzolunga.

23:42.416 --> 23:45.083
‪-[bakhale bobabili]
‪-[ahlebe ngesiNgisi] Kulungile.

23:47.875 --> 23:49.208
‪Phephisa, mfana.

23:50.458 --> 23:53.875
‪-[ukukhala kuqhubeke]
‪-[angingize] Phephisa, mfana.

25:06.208 --> 25:11.208
‪Izinhlokwana zihunyushwe ngu:
‪Ntokozo Nomasiko Msomi
