WEBVTT

00:26.166 --> 00:27.375
‪[kudlale umculo wedrama]

01:12.500 --> 01:13.500
‪[ehleba] Jo.

01:17.958 --> 01:19.166
‪[wehle umculo]

01:19.250 --> 01:22.500
‪[ngesiZulu] Izinto bezingaphela
‪ngendlela ehlukile kithi.

01:25.750 --> 01:26.750
‪Kodwa wena

01:27.916 --> 01:31.291
‪wabona kungcono ukuthi ube ungqesta.

01:32.208 --> 01:33.625
‪[bahhumuzele abantu]

01:39.416 --> 01:42.875
‪[ngesiNgisi] Wena sihlama!

01:44.250 --> 01:45.250
‪[uqhubeke umculo]

01:46.583 --> 01:47.583
‪[akhale, akliklize]

01:50.875 --> 01:53.458
‪-[kuhlehle ikhasethi]
‪-[amemeze]

01:57.166 --> 01:58.916
‪EMINYAKENI EMIHLANU NGAPHAMBILI

01:59.000 --> 02:00.208
‪-[kukhala amahutha ezimoto]
‪-[uthule umculo]

02:02.500 --> 02:05.083
‪Joyce, ube yinxusa lethu elincomekayo.

02:05.166 --> 02:06.166
‪[ahleke kancane uJoyce]

02:06.250 --> 02:10.500
‪[ngesiTswana] Kodwa awusigcinanga
‪isivumelwano sethu, ntombi.

02:11.416 --> 02:13.458
‪[ngesiNgisi] Amaphosti amabili ngenyanga.

02:13.541 --> 02:16.625
‪Iyodwa kuphela okumele ibe noMnu. uGomora.

02:16.708 --> 02:18.500
‪Akumele ngabe kubukhuni kangako.

02:18.583 --> 02:24.791
‪Ngathi sekuyisikhathi sokuthi
‪i-Ivory Oasis Baths isebenze nomunye.

02:24.875 --> 02:25.875
‪[ahleke kancane]

02:27.583 --> 02:29.458
‪Trinity… [ahleke kancane]

02:29.541 --> 02:31.625
‪[ngesiZulu] …ngiyakuzwa,
‪yonke into oyikhulumayo. Impela.

02:32.500 --> 02:33.875
‪Kodwa, ngebhadi,

02:33.958 --> 02:36.375
‪umyeni wami ubesaxinwe umsebenzi
‪kulezi nsuku.

02:36.458 --> 02:39.166
‪[baqume bobabili]

02:39.250 --> 02:40.750
‪-[ngesiTswana] Ngempela?
‪-[ngesiNgisi] Yebo.

02:40.833 --> 02:42.625
‪[ngesiTswana]
‪Ngoba kade sizwa amahemu-hemu.

02:42.708 --> 02:43.958
‪-Oh.
‪-Mmm.

02:44.041 --> 02:46.000
‪[isithandwa] Gomora. [aqume]

02:46.083 --> 02:48.541
‪[ngesiZulu] Angazi lutho
‪ngamahemu-hemu okhuluma ngawo

02:48.625 --> 02:51.750
‪ngoba sinomyeni wami
‪asikaze sijabule ngale ndlela.

02:51.833 --> 02:53.250
‪ISUSELWE KU-THE POLYGAMIST
‪KA-SUE NYATHI

02:53.333 --> 02:55.333
‪Umshado wethu awukaze uqine ngale ndlela.

02:55.416 --> 02:58.375
‪-Bab' Gomora. Bab' Gomora.
‪-[ehefuzela]

02:59.125 --> 03:01.583
‪[Joyce] Trinity, lalela,

03:01.666 --> 03:06.500
‪sinobabakhe, ngoLwesihlanu oluzayo
‪sigubha iminyaka engu-20 sishadile.

03:06.583 --> 03:07.583
‪-Hmm?
‪-Oh.

03:07.666 --> 03:08.916
‪Iminyaka engu-20 yonke.

03:09.000 --> 03:10.875
‪Futhi sikhethe ukuthi senze into encane.

03:10.958 --> 03:14.416
‪Ngicabanga ukuthi kungakuhle uma ungafika.

03:14.500 --> 03:15.583
‪[bahefuzele phezulu bobabili]

03:15.666 --> 03:19.875
‪[Joyce] <i>‪Uzobungaza nathi, sijabule sonke,</i>
<i>‪uzibonele ukuthi</i>‪…

03:20.791 --> 03:22.750
‪ayikho into okumele uzikhathaze ngayo.

03:23.708 --> 03:25.000
‪Konke kuhamba kahle.

03:25.666 --> 03:26.666
‪-[Trinity] Mmm.
‪-Hmm?

03:27.833 --> 03:28.958
‪[NgesiTswana] Uma usho njalo.

03:30.041 --> 03:32.541
‪Kush'ukuthi sizonibona nomyeni wakho
‪kule mpelasonto.

03:33.833 --> 03:34.875
‪[ngesiNgisi] Kuhle kakhulu.

03:34.958 --> 03:36.166
‪[bahefuzele bobabili]

03:36.250 --> 03:38.708
‪-[kuphuke ingilazi]
‪-[baqume bobabili]

03:40.583 --> 03:42.375
‪[kudlala umculo osheshayo]

03:48.875 --> 03:50.458
‪-[uthule umculo]
‪-[aphefumule ngamandla]

03:50.541 --> 03:51.750
‪[kudlala umculo obika ukungabaza]

03:57.875 --> 03:59.375
‪[Joyce] Gomora!

03:59.458 --> 04:01.625
‪-Jo!
‪-[ngesiZulu] Lalela, lalela.

04:01.708 --> 04:03.916
‪Lento yokuthi uvele utheleke la ekhaya

04:04.000 --> 04:07.125
‪ugulukudele emzini wami,
‪isiqala ukunginyanyisa manje.

04:07.208 --> 04:08.625
‪Lalela lana ke,

04:09.833 --> 04:12.041
‪wesihlephu sentombazane.

04:12.125 --> 04:13.958
‪-Mm-hmm.
‪-Umuzi wami lo,

04:14.041 --> 04:18.791
‪nale ndoda osuqoke ukuthi ukipite nayo la,
‪uyivulele imilenze

04:18.875 --> 04:20.708
‪ithi mina.

04:20.791 --> 04:24.208
‪Ngisanezikhiye zala,
‪ngingazenzela umathanda.

04:24.291 --> 04:25.291
‪Jo!

04:25.375 --> 04:26.708
‪Hhayi bo, Jonasi.

04:30.250 --> 04:31.250
‪Joyce.

04:33.666 --> 04:34.666
‪Hawu.

04:36.666 --> 04:39.250
‪Yangena ingonyama madoda.

04:40.708 --> 04:41.875
‪Mi.

04:41.958 --> 04:47.166
‪Wangithembisa ukuthi mhlazane
‪safika eminyakeni engu-20 sishadile,

04:47.250 --> 04:49.208
‪sovuselela izifungo zethu.

04:49.291 --> 04:50.708
‪Sesilapho manje.

04:50.791 --> 04:52.583
‪[ahleke usulu] Uyadlala wena.

04:52.666 --> 04:56.375
‪Leso simemo sesikubanikazi baso.

04:56.458 --> 04:58.791
‪Futhi umthungi unezilinganiso zakho.

04:58.875 --> 04:59.875
‪[Jonasi] Uyahlanya wena.

04:59.958 --> 05:03.958
‪Oh, futhi ngiqoke ukukumema
‪nawe, weseqamgwaqo sento.

05:04.916 --> 05:07.541
‪Ngifuna ukuthi uzwe ubucebi

05:07.625 --> 05:09.416
‪ngoba kucacile ukuthi into ongayazi leyo.

05:09.500 --> 05:10.541
‪[Jonasi] Joyce.

05:11.583 --> 05:12.666
‪-S'thandwa sami.
‪-Mmm.

05:12.750 --> 05:15.708
‪[Jonasi] Awunginike nje
‪umzuzwana ngikhulume nalo.

05:16.708 --> 05:18.250
‪[equma uJonasi]

05:18.333 --> 05:20.625
‪-[isithandwa] Kulungile, s'thandwa sami.
‪-[Jonasi] Kulungile.

05:20.708 --> 05:23.166
‪-[ehleka kancane]
‪-Ngifisa ukubamba la.

05:30.541 --> 05:31.958
‪Uyazibona ukuthi usuyahlanya?

05:32.041 --> 05:33.958
‪Ngisebenze kanzima,

05:34.875 --> 05:36.208
‪ngakha yonke lento le.

05:36.875 --> 05:39.125
‪Ikakhulukazi umsebenzi wami
‪ne-Ivory Oasis.

05:39.208 --> 05:40.958
‪-[aqunge]
‪-Ngakho uzobakhona

05:41.041 --> 05:42.083
‪-kulo mcimbi…
‪-[ahleke usulu]

05:42.166 --> 05:44.125
‪…uthanda ungathandi.

05:44.208 --> 05:46.875
‪Sekuphelile phakathi kwami nawe.

05:46.958 --> 05:49.000
‪Ngikhulumile nomuntu okugundayo.

05:49.083 --> 05:51.916
‪Ngithe abahlanganise benoBuhle
‪bezihlele bona kangcono.

05:52.000 --> 05:55.583
‪-Hhayi bo.
‪-Bazokutshela ukuthi ufike nini uzoyi…

05:57.500 --> 05:58.500
‪lungisa.

05:59.541 --> 06:01.375
‪[ngesiNgisi]
‪Wenzele usuku lwethu lwesikhumbuzo.

06:04.000 --> 06:05.000
‪[ehleka usulu]

06:07.000 --> 06:09.166
‪[ngesiZulu] WeJoyce. Joyce!

06:11.916 --> 06:13.583
‪[kuvuleke umnyango wemoto, uvaleke]

06:13.666 --> 06:14.666
‪-[kudume imoto]
‪-[ahleke usulu]

06:14.750 --> 06:16.041
‪ISIKHUMBUZO SEMINYAKA ENGU-20
‪SOMSHADO KAJONASI NOJOYCE

06:17.750 --> 06:19.708
‪[kudlala umculo osheshayo]

06:21.750 --> 06:23.166
‪[Joyce, ngesiNgisi]
‪Qinisekisa ukuthi uyaqopha.

06:23.250 --> 06:26.500
‪Uyazi, Sophie, ngifuna yonke into ivelele.

06:26.583 --> 06:29.083
‪Ukuvelela, izimbali zakho
‪ezindizayo zisuka eKenya, dali.

06:29.166 --> 06:30.791
‪-UMa uzofaka isandla, angithi?
‪-Ooh. Cha, cha, cha.

06:30.875 --> 06:31.875
‪-Angazikhethela izinga lakhe.
‪-Cha.

06:31.958 --> 06:34.708
‪[ngesiZulu] Ngenhlonipho yonke,
‪usuku lwami noJonasi lolu.

06:34.791 --> 06:36.083
‪-[ehleka kancane]
‪-Hhayi bo, Joyce.

06:36.166 --> 06:38.458
‪-Cha, Ma, iminyaka engu-20 yethu le.
‪-Ngempela?

06:38.541 --> 06:40.250
‪[Joyce] Wenze omata bokubeka
‪kunezikwele zetafula?

06:40.333 --> 06:41.541
‪[Sophie, ngesiNgisi] Yebo, omata bokubeka,

06:41.625 --> 06:43.416
‪-izinhlobo zokokusula.
‪-Kulungile.

06:43.500 --> 06:45.000
‪[Sophie] Ucabangani, Mama Grace?

06:45.083 --> 06:46.458
‪-[Grace] Ikhekhe lezithelo leli?
‪-Impela.

06:46.541 --> 06:50.500
‪[ngesiZulu] Iyona elungele uJonasi
‪ngoba indala futhi iwusiko,

06:50.583 --> 06:52.000
‪ifana naye nje uzigugele.

06:52.083 --> 06:56.208
‪Empeleni, umyeni wami
‪uzithandela ikhekhe lashokoledi,

06:56.291 --> 06:57.375
‪singenza kanjalo?

06:57.458 --> 06:58.458
‪Hmm.

06:59.583 --> 07:01.041
‪Mmm.

07:01.750 --> 07:04.833
‪Cha, zinhle zonke.

07:04.916 --> 07:06.166
‪[ngesiNgisi] Zinhle.

07:06.250 --> 07:07.666
‪Uyazi ngicabangani?

07:07.750 --> 07:10.916
‪[ngesiZulu] Ngicabanga ukuthi
‪asifake into yobusha, uyabo?

07:11.000 --> 07:14.958
‪Ngifuna umyeni wami uma engibona akhumbule
‪izinsuku zakudala eNyuvesi.

07:15.041 --> 07:18.458
‪-[ahleke kancane]
‪-Kuningi kabi osekwashintsha lapho, Joyce.

07:18.541 --> 07:19.541
‪[uthule umculo]

07:20.083 --> 07:21.083
‪Cima.

07:21.958 --> 07:24.125
‪Ngicela nisinikeze isikhathi. Kancane nje.

07:29.541 --> 07:30.916
‪Ngempela, Ma?

07:31.416 --> 07:32.916
‪Mntanami.

07:33.000 --> 07:34.541
‪Unesiqiniseko ngayo yonke lento?

07:37.166 --> 07:38.166
‪[ebubula]

07:40.250 --> 07:41.375
‪Nginesiqiniseko.

07:45.291 --> 07:46.500
‪[ebubula]

07:51.750 --> 07:52.875
‪Nginesiqiniseko.

07:53.666 --> 07:55.875
‪[Joyce]<i>‪ Asiqhubekeni phela.</i>
‪[ngesiNgisi] <i>‪Asikhulume, bafethu.</i>

07:55.958 --> 07:57.583
‪Ngitsheleni yonke into enifuna ukuyibona.

07:57.666 --> 07:59.083
‪Niyawuthanda umsebenzi wami
‪we-Ivory Oasis?

07:59.166 --> 08:00.500
‪SINDI_WA_STYLE
‪NGICELA INDAWO

08:00.583 --> 08:02.291
‪Niyabukela nje?

08:02.375 --> 08:06.916
‪Oh, iyini imfihlo yomshado ojabulisayo?

08:07.000 --> 08:09.958
‪[ngesiZulu] Yey! Navele naqala ngokushisa.
‪[ahleke kancane]

08:10.041 --> 08:11.708
‪[ngesiNgisi] Kuthatha ukuzinikela.

08:11.791 --> 08:13.083
‪Siyakhethana.

08:13.166 --> 08:18.291
‪[ngesiZulu] Nokumema uNkulunkulu ukuthi
‪abe yingxenye yomndeni wethu.

08:18.375 --> 08:19.583
‪[ngesiNgisi] Haleluya.

08:19.666 --> 08:22.958
‪"Kulo nyaka nigubha iminyaka
‪engu-20 nishadile…

08:23.041 --> 08:24.458
‪TSIDIII:_
‪YOH MAMA JOYCE UYAKHAZIMULA

08:24.541 --> 08:26.833
‪…kumele silindeleni?"

08:26.916 --> 08:28.500
‪THAN.DO5788
‪NATHI SICELA IMPILO ENTOFO-NTOFO

08:28.583 --> 08:34.458
‪Joyce Gomora, oyikhethelo, umthandi
‪wezinto eziphezulu. [ahleke kancane]

08:34.541 --> 08:36.708
‪[kudlala umculo osheshayo]

08:44.333 --> 08:46.083
‪-We! [ahleke kancane]
‪-[ngesiZulu] Hhayi wena.

08:46.166 --> 08:48.250
‪[bacule bobabili]

08:48.833 --> 08:50.583
‪Namhlanje zobe ziwa ke mfanam',
‪ngiyakutshela.

08:50.666 --> 08:53.666
‪-Ubani lo?
‪-[bahleke bonke]

08:53.750 --> 08:54.750
‪[ngesiNgisi] Ubukeka umuhle.

08:55.333 --> 08:56.916
‪Ngiyabonga, Menzi.

08:57.000 --> 08:59.791
‪-[ngesiZulu] Ma, siyaphuma.
‪-Ya?

08:59.875 --> 09:02.083
‪Oh, niphuma niyaphi?

09:03.416 --> 09:07.416
‪Usukhohliwe ukuthi uthe uma ngiphasa
‪isayensi kahle, singazikhipha?

09:07.500 --> 09:09.625
‪Ngiyadlala. Ngiyakhumbula.

09:10.666 --> 09:12.875
‪Kodwa manje kwase kuba ngathi
‪niyaphuthuma. Yini?

09:12.958 --> 09:15.166
‪USarah. Ubone i-status sami
‪wacela ukuthi ngimhlangabeze.

09:15.250 --> 09:16.833
‪[ngesiNgisi] Kulungile.

09:16.916 --> 09:19.125
‪[ngesiZulu] Lowo mzala wenu
‪njengoba efuna ukulandwa,

09:19.208 --> 09:20.875
‪uyitholile imvume kumama wakhe?

09:20.958 --> 09:23.833
‪Cha, kumele ngibuze
‪ngoba niyamazi u-Essie ukuthi unjani.

09:23.916 --> 09:26.291
‪[ngesiNgisi] Angazi. [ngesiZulu]
‪Engikwaziyo ukuthi uma ngingamlandi,

09:26.375 --> 09:28.375
‪uzofona usuku lonke, into engingayidingi.

09:28.458 --> 09:31.666
‪-[ngesiNgisi] Ubhuti wakho yena?
‪-UMenzi?

09:31.750 --> 09:32.875
‪-[uMenzi aqunge]
‪-[Joyce] Yebo.

09:32.958 --> 09:34.416
‪Hhayi bo, Ma, sizohamba isikhathi eside.

09:34.500 --> 09:37.250
‪[ngesiZulu] Hhayi bo. [ngesiNgisi]
‪Mpume, kungani uhlezi wenza kanje?

09:37.333 --> 09:39.666
‪[ngesiZulu] Yini uthanda ukwenza
‪ngathi uwena omdala kunobhuti wakho?

09:39.750 --> 09:41.458
‪[ngesiNgisi] Ma,
‪ngicela ungangenzi ngihambe naye.

09:41.541 --> 09:43.583
‪[Joyce, ngesiZulu]
‪Lalela ke, kunomthetho owodwa.

09:44.208 --> 09:49.541
‪Kuphakathi kokuthi uhamba nobhuti wakho,
‪ezwe naye ubumnandi,

09:49.625 --> 09:53.000
‪noma wonke umuntu uhlala la ekhaya.

09:53.083 --> 09:55.000
‪[ngesiNgisi] Khetha ke.

09:58.166 --> 10:00.750
‪-[kuvaleke umnyango]
‪-[kudume injini]

10:00.833 --> 10:03.791
‪ISINQUMO SESEHLUKANISO

10:07.708 --> 10:08.708
‪[aphefumule sakuqhaqhazela]

10:13.666 --> 10:15.666
‪[Grace, ngesiZulu] Awusemuhle, ntombi.

10:15.750 --> 10:17.875
‪-[kudlala umculo ojulile]
‪-Awusemuhle.

10:20.791 --> 10:21.791
‪Yini, Joyce?

10:26.000 --> 10:27.166
‪Yini?

10:31.583 --> 10:32.958
‪UJonasi ufuna isehlukaniso.

10:35.291 --> 10:38.833
‪Joyce, sekungunyaka
‪lo muntu aphuma la ekhaya.

10:40.666 --> 10:41.958
‪[ngesiNgisi] Awukwazi ukuthuka.

10:43.875 --> 10:44.875
‪Oh, Ma.

10:51.666 --> 10:53.500
‪[kudlala kamaskandi]

10:59.583 --> 11:04.458
‪[ecula ngesiZulu]
<i>‪♪ Kwaze kwanzima ukuba yindoda, bandla ♪</i>

11:04.958 --> 11:06.375
‪[kuvaleke isango]

11:06.458 --> 11:07.958
‪Utshwala…

11:08.041 --> 11:09.250
‪[kukhonkothe inja]

11:09.333 --> 11:10.583
‪[ahhumuzele]

11:11.208 --> 11:14.416
‪Uyabona wena.
‪Uze wazi ukuthi uzongalali la.

11:14.500 --> 11:16.875
‪Uzophindela emuva
‪uyolala nalaba obuphuza nabo.

11:16.958 --> 11:19.958
‪Ey, ey, ey. Uyabona nje, Ma kaFreedom,

11:20.791 --> 11:23.500
‪-okokuqala, nginyanye kabi.
‪-[ahleke usulu]

11:23.583 --> 11:25.166
‪Angikho esimeni esikahle.

11:25.250 --> 11:26.375
‪Okwesibili,

11:26.916 --> 11:31.000
‪angeke ngehlulelwe uwena
‪ungitshele ukuthi ngilale nobani.

11:31.083 --> 11:32.791
‪[uMa] Wobonga ukuthi ngakuzala.

11:32.875 --> 11:34.500
‪Ukube angikuzalanga,
‪ngabe kade ngakuklinya wena.

11:34.583 --> 11:35.625
‪[indodana iqunge]

11:37.041 --> 11:39.625
‪Hhayi bo! Mana ke, uyaphi wena?

11:39.708 --> 11:40.791
‪Usugqokise okukatikilayini.

11:40.875 --> 11:42.083
‪Hawu, Ma, sisazikhipha.

11:42.166 --> 11:43.250
‪-Nizikhipha nobani?
‪-NoMpume.

11:43.333 --> 11:44.583
‪Sisayodansa, sisayogruva.

11:44.666 --> 11:47.083
‪Sarah, ngikutshele kangaki ukuthi
‪awuyeke ukuhamba nalaba bantu?

11:47.166 --> 11:49.083
‪Yini uthanda ukuzishutheka?

11:49.166 --> 11:51.416
‪-[Mpume] Ninjani?
‪-Siyaphila.

11:51.500 --> 11:54.250
‪Ngiyathembisa, Ma,
‪ngizomubuyisa ngo-10:00 p.m., engadakiwe.

11:57.666 --> 12:00.083
‪9:00 p.m., hhayi 10:00 p.m. Ngo 9:00 p.m.

12:00.166 --> 12:02.333
‪-Ungahamba.
‪-[Mpume] Kulungile, Ma.

12:02.416 --> 12:04.125
‪-Ngo 21:00!
‪-[Mpume] Kulungile.

12:04.708 --> 12:06.541
‪[indodana] Oh, hha! [ahleke kancane]

12:06.625 --> 12:10.125
‪-Hhayi uyabona ke le!
‪-[Mpume] Ey, Free.

12:10.208 --> 12:12.541
‪-Wemadoda, kungani ningangithathi?
‪-[kuvaleke umnyango wemoto]

12:12.625 --> 12:14.541
‪[abhonge, ehleka]

12:15.750 --> 12:19.000
‪Hhey, Menzi, ngane ka ma.

12:19.916 --> 12:22.833
‪Awungitshele, ikuphi iphathi?

12:22.916 --> 12:25.000
‪-Oh, siyobona uDJ--
‪-[bobabili] Hhayi, Menzi.

12:25.083 --> 12:26.583
‪Hawu. Uhlanganaphi futhi wena, Freedom?

12:26.666 --> 12:28.541
‪-Awukahle kancane, wena.
‪-Hhayi.

12:28.625 --> 12:30.583
‪Freedom, awuyeke izingane zihambe!

12:30.666 --> 12:33.916
‪Awukahle, mshayeli,
‪awungishayele ihutha kancane.

12:34.000 --> 12:36.083
‪-[kukhale ihutha]
‪-[bahleke bobabili]

12:36.750 --> 12:41.208
‪-[Freedom] Fusegi! Bhabhayi!
‪-[Mpume] Bhabhayi! Kulungile.

12:51.500 --> 12:53.375
‪JONASI GOMORA
‪UMPHATHI OMKHULU

12:53.458 --> 12:56.166
‪-Jonasi. Jonasi!
‪-[kukhale ucingo]

12:57.000 --> 12:58.791
‪[ngesiNgisi]
‪Nkk. Gomora, bengingakulindele.

12:58.875 --> 13:00.500
‪[ngesiZulu] Buhle,
‪ngifuna ukubona umyeni wami.

13:00.583 --> 13:03.166
‪Usamatasa egumbini lebhodi.
‪[ngesiNgisi] Ulungisela uku…

13:04.750 --> 13:06.416
‪[ngesiZulu] Ulungisela ini?

13:06.500 --> 13:07.875
‪[ngesiNgisi] Ehh…

13:07.958 --> 13:10.791
‪Kunomcinjana namuhla namalunga ebhodi.

13:10.875 --> 13:13.000
‪Umcimbi? Oh?

13:13.791 --> 13:15.666
‪[ngesiZulu] Kusho ukuthi
‪esami isimemo besiseza vele?

13:16.666 --> 13:17.666
‪Hmm.

13:22.875 --> 13:24.958
‪[Jonasi] Ngiyazibongela.
‪Ngicela ukushiye khona lapho.

13:27.291 --> 13:30.291
‪[Joyce] Kunje la ekhaya, kumanzi phansi.

13:30.375 --> 13:33.083
‪Utshwala? Ngesikhathi somsebenzi?

13:33.166 --> 13:34.750
‪Akusemnandi.

13:34.833 --> 13:35.916
‪Ubekwa yini la?

13:36.000 --> 13:38.333
‪Bengithi angizozibonela umyeni kaJoyce.

13:39.458 --> 13:43.916
‪Ngimubuke emehlweni
‪mangibabaza isibindi sakhe esinamabibane.

13:44.875 --> 13:48.750
‪Joyce, iyona ndlela le yokuthi
‪mina nawe siqhubekele phambili.

13:48.833 --> 13:51.208
‪WeJo, lento le?

13:51.291 --> 13:53.583
‪Angizowusayina lodoti wakho! Uyangizwa?

13:54.583 --> 13:56.291
‪Awunakho ukukhetha.

13:57.250 --> 14:00.916
‪Ngeke ngilahlekelwe iyona yodwa into
‪engiyakhile mina, Jonasi, uyangizwa!

14:01.000 --> 14:02.875
‪Joyce, awuyidingi yonke lento.
‪Ngizokunakekela.

14:02.958 --> 14:05.291
‪-Wena? Wena uzonakekela mina?
‪-Ehhe.

14:05.375 --> 14:08.083
‪Ukunginakekela konke lokhu okwenzayo?
‪Uyanginakekela?

14:08.708 --> 14:09.708
‪Jonasi.

14:09.791 --> 14:13.083
‪Yimina engakusiza ukwakha
‪yonke lento onayo.

14:13.166 --> 14:15.541
‪Iminyaka engamashumi amabili!
‪Iminyaka engamashumi amabili

14:15.625 --> 14:19.666
‪engakunika wona, impilo yami yonke,
‪kodwa wakhetha ukuthi ufuna ukuyilahla,

14:19.750 --> 14:22.333
‪ngoba intombazane ikuvulele imilenze?

14:22.416 --> 14:24.666
‪-Sekumele uhambe.
‪-Angihambi la.

14:24.750 --> 14:27.791
‪-Ngihleli la, ngizozinza la.
‪-Ngizobiza abaqaphi.

14:27.875 --> 14:29.625
‪Hhayi bo, babize phela.

14:29.708 --> 14:30.791
‪Buhle!

14:30.875 --> 14:32.750
‪Jonasi, usuyini uma unje wena?

14:32.833 --> 14:35.666
‪Izingane zakho uma zikubona zizothini
‪usuyilento osuyiyona?

14:35.750 --> 14:37.125
‪-Mkhiphe.
‪-Ngobani…

14:37.208 --> 14:39.458
‪-Nkosikazi, sicela--
‪-Hhayi! Kahle wena ungalinge.

14:41.000 --> 14:42.666
‪Anikahleni nonke!

14:44.291 --> 14:46.500
‪Angikakaqedi ngawe wena.

14:50.666 --> 14:51.666
‪[akhiphe umoya ngamandla]

14:55.083 --> 14:56.958
‪Ngiyayazi indlela.

14:57.041 --> 14:58.041
‪[Jonasi] Eh, Joyce.

15:01.416 --> 15:02.583
‪Kukhona okukhohlwayo.

15:05.583 --> 15:06.708
‪[kudlale umculo wedrama]

15:06.791 --> 15:07.833
‪[anxaphe uJoyce]

15:16.083 --> 15:19.791
‪[amemeze]

15:22.750 --> 15:24.125
‪[aphefumule ngamandla]

15:34.416 --> 15:35.500
‪[kudlala i-"Ngibolekeni"]

15:38.583 --> 15:39.958
‪[abantu abaqabulanayo]

15:40.041 --> 15:41.041
‪[baqume]

15:42.166 --> 15:44.458
‪[ahleke kancane]
‪Angithi uyazi ukuthi kuzomele ngihambe?

15:44.541 --> 15:46.500
‪Hawu, kahle bo.

15:46.583 --> 15:49.500
‪Ngikutshelile ukuthi ngiyojima kusasa.
‪Uzohamba nami?

15:50.000 --> 15:52.041
‪Mm-mmm, uMpume uzongihambisa.

15:52.125 --> 15:53.291
‪-Kulungile.
‪-Mmm.

15:53.375 --> 15:55.958
‪-[ehleka kancane]
‪-[Mpume] Hhayi ke, usuyohamba kahle ke.

15:56.041 --> 15:58.625
‪-Uzinakekele, njayami.
‪-Uyazi nawe, njayami.

15:58.708 --> 16:01.208
‪-[Mpume] Uzinakekele, X. Bhabhayi.
‪-Kulungile.

16:01.708 --> 16:02.708
‪Bhabhayi. [baqabulane]

16:03.458 --> 16:05.208
‪[ababaze, ahleke kancane]

16:05.291 --> 16:07.583
‪-[Mpume] Lindani.
‪-Yini? Indoda yami phela.

16:07.666 --> 16:10.083
‪Imani ke, anisho, lawa mabhodlela awabizi?

16:10.166 --> 16:11.291
‪[ngesiNgisi] Angazi, ngicabanga njalo.

16:11.375 --> 16:13.166
‪[Lindani, ngesiZulu]
‪Uzobona ukuthi amabhodlela ayabiza la,

16:13.250 --> 16:14.583
‪noma uzophuza utshwala?

16:16.583 --> 16:20.125
‪-Liphi ithikithi lakho?
‪-Hawu, anikahleni, bhuti.

16:20.208 --> 16:22.125
‪Anginalo bhuti, uyabo?

16:22.625 --> 16:25.541
‪Nginesimo esiphuthumayo lapha ngaphakathi.

16:26.041 --> 16:28.916
‪Lo muntu engihlekisana naye ngathi
‪kukhona ulova anaye la ngaphakathi.

16:30.291 --> 16:31.833
‪Ngicela ungingenise.

16:32.708 --> 16:34.500
‪Ngiyacela, bhuti.

16:35.541 --> 16:38.375
‪Ngiyabonga, mpilo! Ngiyabonga, mali!

16:38.458 --> 16:41.666
‪Hola wena.
‪Shiya la, sekufike amabhoza omdanso.

16:41.750 --> 16:44.125
‪-Shaya la. Nazo ke.
‪-[ahleke]

16:44.208 --> 16:47.125
‪Bafethu, ikhona lokhu enikuhlanganisile?

16:47.208 --> 16:49.125
‪-Freedom, ufunani la?
‪-Hawu?

16:49.208 --> 16:50.916
‪-[Mpume] Ubizwe uwena ke Menzi?
‪-[Sarah] Mm-hmm.

16:51.000 --> 16:52.791
‪Anikahleni, nilokhu nixina uFreedom.

16:52.875 --> 16:54.958
‪Sizele ukuzophuza la,
‪hhayi ukuthi sizomxina ngemibuzo.

16:55.041 --> 16:56.625
‪[ehleka] Nazo ke!

16:56.708 --> 16:59.041
‪[kudlala umculo wokudansa]

17:05.333 --> 17:06.500
‪Kukhona ubhuti wami.

17:08.041 --> 17:09.125
‪[abhonge]

17:10.958 --> 17:15.166
‪[ngesiNgisi] Kulungile, imingcele.
‪[ngesiZulu] Ngiyazi, ngiyaxolisa.

17:23.250 --> 17:24.750
‪[ahleke kancane]

17:24.833 --> 17:26.875
‪-Manje wena?
‪-Hmm?

17:26.958 --> 17:29.791
‪Yisiphi isizathu sokuthi ungakhulumi naye?

17:31.166 --> 17:33.541
‪Hhayi bo. Ngobani?

17:34.416 --> 17:36.750
‪Nayi intombazane engikhuluma ngayo.
‪Kucacile ukuthi uyamfuna.

17:38.000 --> 17:40.708
‪Freedom, uyahlanya mfethu.
‪Umngani kasisi wami.

17:40.791 --> 17:43.958
‪-[ehleka]
‪-Ufana nosisi kimi.

17:44.041 --> 17:46.541
‪-Uhlekani? Ngiqinisile.
‪-Hawu, bandla.

17:46.625 --> 17:48.125
‪Manje?

17:48.208 --> 17:51.416
‪Ngiyakubona ngathi
‪ushayiwa igwababa nyana, hhe?

17:52.333 --> 17:53.625
‪Khululeka, mfana.

17:54.666 --> 17:55.916
‪Ukhona udokotela.

17:56.875 --> 17:59.625
‪UDokotela uFreedom, mfanam'. Uyabo?

17:59.708 --> 18:01.958
‪Kukhona engikuphathele khona.

18:03.125 --> 18:04.791
‪-Ezokusiza.
‪-Yini leyo?

18:05.416 --> 18:07.000
‪Hhayi bo wena, wenzani? [ahleke kancane]

18:07.083 --> 18:13.833
‪Izokusiza ukuthi nawe ukwazi
‪ukudedela umzimba kugijime igazi.

18:13.916 --> 18:14.916
‪-Uyayibona leyonto?
‪-Mm-mmm. Mm-mmm.

18:15.000 --> 18:18.541
‪Ukuze ukwazi ukuhamba uyokhuluma naye.

18:18.625 --> 18:20.875
‪-Thatha la.
‪-Hhayi, mfethu, mina angizenzi lezi zinto.

18:20.958 --> 18:22.916
‪Awume kancane wena. Khamisa.

18:23.000 --> 18:24.625
‪Hhayi.

18:24.708 --> 18:26.333
‪Hheyi wena, khamisa!

18:27.208 --> 18:29.000
‪Uyafuna ukukhuluma naye noma awufuni?

18:30.916 --> 18:32.416
‪-Freedom, mfethu…
‪-Khamisa!

18:32.500 --> 18:33.833
‪Kulungile, ke.

18:34.500 --> 18:35.500
‪Nazo ke.

18:35.583 --> 18:37.208
‪[ehleka, ekhuluma isiNgisi]
‪Asidakwe nathi!

18:37.291 --> 18:39.416
‪-[Mpume] Yebo!
‪-[Lindani] Empilweni!

18:40.041 --> 18:41.208
‪[ehefuzela]

18:41.291 --> 18:44.166
‪[umsindo ongazwakali]

18:44.250 --> 18:45.833
‪[ingxoxo engezwakali]

18:49.875 --> 18:51.041
‪[aphefumule ngamandla]

18:51.125 --> 18:52.958
‪[kuthule]

18:54.541 --> 18:55.625
‪[ukuklabalasa okungezwakali]

18:56.833 --> 18:57.791
‪-[ngesiZulu] Hhayi bo!
‪-Yeyi!

18:57.875 --> 19:00.375
‪[Menzi] Yeyi wena! Awuzwa ukuthi uthini?

19:00.458 --> 19:02.625
‪-[aqunge]
‪-Ngizokubulala wena, nja ndini.

19:02.708 --> 19:04.458
‪-[ukuklabalasa]
‪-[ukubhonga, ukuqunga]

19:05.166 --> 19:07.291
‪-Ngiyeke! Ngiyeke!
‪-Menzi, yima!

19:09.583 --> 19:10.750
‪[bamemeze kungezwakali]

19:10.833 --> 19:11.916
‪-[kuphuke ingilazi]
‪-[kumemeze abantu]

19:12.000 --> 19:14.958
‪[unogada] Yey nina, kwenzakalani la?
‪Yey nenzani nina?

19:15.041 --> 19:17.916
‪-Yey! Yey! Fusegani la!
‪-Fusegi nawe!

19:18.000 --> 19:20.458
‪-Fokof!
‪-Ngizokushaya mfana!

19:21.250 --> 19:23.166
‪[kuqhubeke ukuklabalasa]

19:23.250 --> 19:26.666
‪-[Menzi] Free! Free, mngani wami!
‪-[ukuklabalasa]

19:26.750 --> 19:28.375
‪Asambe.

19:28.458 --> 19:29.875
‪Bazosifica la, mfethu.

19:29.958 --> 19:30.958
‪-Menzi.
‪-Hmm?

19:31.041 --> 19:32.958
‪Ngiyabonga ngokuba
‪u-Superman wami namuhla.

19:34.916 --> 19:37.125
‪[ababaze]

19:45.791 --> 19:46.791
‪[akhiphe umoya ngamandla]

19:46.875 --> 19:48.666
‪[kukhale isicathulo]

19:48.750 --> 19:49.958
‪[kudume ucingo]

19:56.916 --> 19:57.916
‪Sophie.

19:58.958 --> 20:00.666
‪[ngesiNgisi] <i>‪Ingabe umcimbi</i>
<i>‪wesikhumbuzo somshado awusekho?</i>

20:02.250 --> 20:04.041
‪[ngesiZulu]
‪Ubuziswa yini manje lokho? Uzweni?

20:04.125 --> 20:07.958
<i>‪Kunomuntu ongifonele wangitshela ukuthi</i>
<i>‪uMnu. Gomora undizela eZim kusasa.</i>

20:11.625 --> 20:12.833
‪Ubani okutshele lokho?

20:13.708 --> 20:15.625
<i>‪Manje, uyahamba na?</i>

20:19.083 --> 20:20.583
‪[aphefumule ngamandla]

20:20.666 --> 20:24.083
‪Sophie, ngicela ukubuyela kuwena, yezwa?
‪Kukhona engisakwenza la.

20:25.333 --> 20:26.333
‪[kukhale ucingo]

20:32.250 --> 20:33.250
‪[ashaye ucingo]

20:38.541 --> 20:40.125
‪-[aphefumule ngamandla]
‪-[ashaye ingilazi]

20:57.500 --> 20:58.500
‪Jo?

20:59.375 --> 21:00.500
‪[bequma bobabili]

21:00.583 --> 21:01.583
‪[Joyce] Jo?

21:15.833 --> 21:17.291
‪IPHASIPHOTHI
‪YASENINGINZIMU AFRIKA

21:25.166 --> 21:26.166
‪[kukhale izincwadi]

21:32.208 --> 21:33.208
‪[aphefumule kanzima]

21:34.875 --> 21:37.125
‪-[ngesiNgisi] Hawu. [ebabaza]
‪-[ngesiZulu] Uyayithanda?

21:37.916 --> 21:39.000
‪[Joyce] Mm-mmm, angiyithandi.

21:39.083 --> 21:41.458
‪-Hhe?
‪-[ngesiNgisi] Ngiyayi… Ngiyayithanda.

21:42.416 --> 21:45.041
‪-[Jonasi, ngesiZulu] Yeka ukudlala ngami.
‪-[Joyce, ngesiNgisi] Ngiyayithanda.

21:45.125 --> 21:46.666
‪[Joyce, ngesiZulu]
<i>‪Uyazi ukuthi ngithandani kakhulu?</i>

21:46.750 --> 21:48.000
‪[Jonasi] Uthandani?

21:48.916 --> 21:50.000
‪[aqume uJoyce]

21:50.083 --> 21:52.916
‪-Mm-mmm, hhayi la. Cha.
‪-[abhonge]

21:53.000 --> 21:55.416
<i>‪Hhayi lana. Kuzongena izingane.</i>

21:57.041 --> 21:58.041
‪Hhayi bo…

22:00.125 --> 22:01.125
‪Hhayi…

22:01.833 --> 22:03.208
‪[aphefumule kanzima]

22:08.458 --> 22:09.875
‪[kudlale umculo wedrama]

22:25.000 --> 22:27.125
‪[baqume bobabili]

22:29.333 --> 22:31.916
‪-[answininize, akhulume ngesiNgisi] Shidi!
‪-[kuphihlike]

22:32.000 --> 22:33.500
‪[ehefuzela]

22:34.291 --> 22:35.375
‪Oh, sh…

22:36.541 --> 22:37.583
‪Hhayi bo!

22:40.708 --> 22:41.708
‪[kuqhubeke ukuquma]

22:48.041 --> 22:49.958
‪[kuqhubeke ukuquma]

24:08.958 --> 24:13.958
‪Izinhlokwana zihunyushwe ngu:
‪Ntokozo Nomasiko Msomi
